Umbango wesikhundla sokuhola uKhongolose kulokhu ungaba phakathi kwabaholi abasebancane?
Muva nje amaqembu ezepolitiki aseshintshe ukukhuluma ngabokufika kulandela ingcindezi kubantu bakuleli ngemibhikisho nasezinkundleni zokuxhumana.
Imidlalo ye-Africa Championships izokuba seMalawi, eLilongwe kusukela mhla ziyi-8 kuya mhla zili-13 kuZibandlela.
Uphika eyokungenwa amanzi emadolweni uWendy obekumele avikele ibhande.
UMngqithi uveze ukuthi kuyinto angayithandi ukubhekana neqembu elilodwa kulandela esikhathini esifushane.
UZwane kuyamkhathaza ukulokhu elinyalelwa abadlali.
Okubuyise ithemba kulamakhansela ayi-8 ukubuyiselwa emsebenzini kwelinye lawo ngeledlule.
Ekuqokweni kwakhe uHassan, iTanzania yangena emlandweni wamazwe ambalwa ezwenikazi i-Afrika aseke aholwa abesifazane.
Ezigamekweni zakamuva osomatekisi bahlaselwa besemgwaqeni okusolwa ukuthi impilo yabo isuke yeluswa ubusuku nemini.
UThanduyise "Gonondo" Khuboni, ululeka uSiyanda "Skhwishi" Ndlovu ngokuthi angasheshe afune ukuyodlalela lamaqembu ekuthiwa makhulu.
Usuku lwayizolo lube injabulo kubaphathi bezemfundo, kubazali (SGB), Izinyunyana zothisha okubalwa iSadtu neNatu kanye nezinhlaka zomphakathi kwaNongoma.
IMeya kaMasipala iNkosi Langalibalele ikhala ngemali abayikweletwa imikhandlu eyehlukahlukene nokwenza kube nzima ukwenza izimfuno zomphakathi.
Adayiswe aphela amathikithi alo mdlalo.
UBrink uthe uqale ukuzwa ngegama likaMatlala ngesikhathi uGeneral Mkhwanazi eligagula kwabezindaba.
UMnyango Wezempilo kuleli uzobeka eqhulwini amatshishi okuzoba yiwo azothola kuqala umgomo.
Umpetha we-SA Middleweight kwabesifazane uWendy Gcado ufuna ubona ezolivikela noma kanjani ibhande (alibiza ngengane yakhe) mese ebhekene noNobengazi Booth.
Iqembu laKwaZulu-Natal eligijima kwi-Motsepe Foundation Championship (MFC) iMilford FC, ihlulekile ukuvula igebe kwilogi njengoba ithole induku kwiKruger United
Ebufakazini bakhe uMathale akakufihlanga ukuthi washaqeka ngencwadi eyabhalwa uNgqongqoshe uMchunu.
Omunye wabaqeqeshi beRichards Bay FC uRonnie Gabriel ubona benethuba lokuthi badlulele esigabeni esilandelayo koweCarling Knockout.
Umqeqeshi woMkhambathi ubona bezovuka ngalo mdlalo, njengoba kwemibili edlule bengenzanga kahle.
UGcwabe uncome kakhulu umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos.
UNobengazi Booth ufuna ukuphinde amlalise phansi uWendy Gcado, abazobe bebanga naye ibhande leSA kwi-Supermiddle Weight.
Asemenyezelwe amajaji azohlunga izintokazi uzime ku-Miss South Africa
Ubonge oweHlula Dladla Boxing Promotions ngokumnikeza ithuba lokuba uRing Announcer okokuqala esibhakeleni esikhokhelayo.