Izinganekwane zabe ziyinkulisa kwaboHlanga Ngiyabingelela kini nonke, emakhaya nasezikoleni. Namuhla ngifisa sixoxe ngento emqoka nengiyithatha…
Ukuhlonipha imvelo kusho ukuzihlonipha thina ngoba siphila ngayo siyidinga ihlanzekile ukuze siphile kahle Ngiyabingelela kinina…
UMthethosisekelo wezwe waqinisekisa idemokhrasi ezakhamuzini zakuleli Ngokwekhalenda laseNingizimu Afrika umhla zingama-27 kuMbasa yiholide. Iningi lenu…
Ingane eqotho yomfana namuhla yindoda yakusasa eqotho Kukhona imfundisoze mayelana nokukhuliswa kwezingane zabafana nabesilisa kwaboHlanga.…
Njengezingane zaboHlanga kuhle nazi ngamasiko enu nawabanye enifunda nabo ezikoleni Zonke izizwe zinamasiko azo. Ezinye…
Kwake kwaba khona uvemvane olwalufisa umakoti, futhi, njengoba kungase kucatshangwe, lalifuna ukukhetha omuhle kakhulu phakathi…
Ukubekwa kweMBUBE entsha kuzosho ukubuya kwezikhathi ezimnandi nemikhosi kaZulu Ngiyabingelela bahlobo bami. Yimina uNobenguni. Ngethemba…
Njengengxenye yesikhumbuzo sokwebuza kweSILO, ElaboHlanga lizokhiqiza ibhukwana lamancoko noma amakhathuni ngoMdlokombana. Lezi ngezinye zezihloko ezikhona.…
Selokhu kwathi nhlo izinwele kwaboHlanga zixoxa indaba yomuntu, umphakathi nesizwe “Ungawasusi amaqhakuva ezinweleni zakho! Wasuse…
Ubuchwepheshe sebaphenduka ingxenye yempilo yethu. Zimbalwa kakhulu izinto ezingasabusebenzisi ubuchwepheshe. Ubuwazi nje ukuthi nezitshalo zisebenzisa…
Abazali bethu banomsebenzi omkhulu wokusifundisa indlela okumele siziphathe ngayo singaboHlanga. Bayathanda kakhulu ukusifundisa ngobuntu obuqukethe…
Leli sonto esiphuma kulo belimqoka kakhulu emlandweni kaZulu nakubo aboHlanga. Ngosuku lwango mhla ziyisi-8 kuNhlolanja …
Sanibona, ngethemba isonto esikulo liniphethe kahle. Ngibonga kakhulu kulabo abangithumele imiyalezo bebonga lokhu esikuqalile ukuthi…
Enye yezinto eziwubufakazi bokuthi aboHlanga babenobuhlakani babo ngamagama angumsinsi ababiza nabaqamba ngayo izinto. La magama…
Kwesukasukela! Kwakukhona umfana owayeyisilima. Lo mfana wayengenabazali wakhula kanzima. Abantu babengamthandi lo mfana futhi wayengenabo…
Kwasuka sukela.Kwakukhona ugogo nonogwaja. Ngelinye ilanga unogwaja wavakashela ugogo. Wathi kugogo abadlale umaphekaphekane. Nangempela kwaqala…
Inyanga esikuyona nebizwa ngoNhlolanja ingemqoka kakhulu uma kukhulunywa ngomlando waboHlanga. Uyakhumbula sifundisana ukuthi uma sikhuluma…
Bangaki abakhumbulayo ukuthi sebekhuzwe kangaki ukuthi abavale umpompi? Uke uzibuze ukuthi kungani abadala behlale besikhuza…
Amakhadi ezilokotho aqala ukuthunyelwa eminyakeni elikhulu edule ngesikhathi ukuthumela ngeposi kuseyidumela. Manje sesithumela amakhadi osuku…
Kula masonto edlule sikhulume ngezinto ezimqoka. Siqale sakhuluma ngomndeni wabeNguni kanye naboHlanga. Sabuye sakhuluma ngobumqoka…
Igama elithi amalungelo livamile ukuba kukhulunywe ngalo ekhaya, esikoleni nasemphakathini. Leli gama lisho lokho okumele…
Sawubona, ngethemba ukujabulele ukufunda ushicilelo lwethu lokuqala ngesonto eledlule. Ukuthi ukwazile ukufunda iphephandaba nabangani bakho…
Nakhu ozokudinga:– Amakhasimbaxa ali-12 kamagazine– Sticky tape Isinamathelisi ithephu Goqa ikhasimbaxa libe uhhafu ngobude balo.…
Ekuqaleni abantu babebala ngeminwe. Ngenxa yokuthi babeneminwe elishumi babebala izinto kugcine eshumini.