Ezakamuva

Amagumgedlela abuyisele ngoshova abokufika ezweni labo

Amasosha aseMpumalanga yeLibya axoshe izinkulungwane zabantu baseGibhithe abebeseLibya ngokungemthetho kulezi zinsuku ezedlule, babadingisela eGibhithe behamba ngezinyawo bewela umngcele wezwe, kusho umthombo wezokuphepha waseGibhithe kanye nomthombo wezokuphepha empumalanga yeLibya.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isigwagwagwa sesiphenduke ingxenye yempilo kubahlali

Amaqembu alwayo eSudan alwe enhlokodolobha ngoLwesihlanu ngemuva kokubhidlika kwezingxoxo zokuthi kumiswe umbango kanye nokudambisa inkinga yabantu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inesibunge kosaziwayo i-EFF muva nje

Eminyakeni elishumi eyedlule kwaba kuncane ukucabanga ukuthi ngesikhathi uMnu uJulius Malema ememezela ukuzalwa kwe-Economic Freedom Fighters (EFF), emuva kokukhonjwa indlela kuKhongolose wabe esungula iqembu elalizophenduka ikhaya kubaculi nosaziwayo. Ngaphansi kwesimo esejwayelekile, ukuzibandakanya namaqembu ezepolitiki kosaziwayo kuba indla beyifihla. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isangena imiyalezo yokukhalisana ne-ANC ngoJoemat-Petterson

Izolo ekuseni ibisalokhu ingena ilandelana imiyalezo yokukhalisana nomndeni kanye ne-African National Congress (ANC) ngokudlula emhlabeni kwelungu eliphambili laleli qembu ngoMsombuluko uNkk uTina Joemat-Petterson.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMengameli usanuka santungwana ngokusebenzisana kongqongqoshe

Abanye ongoti bezamandla bathi uNgqongqoshe Wagesi, uKgosientsho Ramokgopa, kufanele ahlulelwe ngekhono lakhe lokudambisa inkinga kagesi ezweni hhayi ngamazwi kuphela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sezibondwe zashiywa ngomthetho kahulumeni ozolawula izimboni

UNgqongqoshe wezabasebenzi nokuQashwa, uMnu uThulas Nxesi, uthe uhulumeni usezivulile izingxoxo mayelana nomthetho ochitshiyelwe we-Employment Equity. UNxesi uchaze ukugxekwa kwalesi sichibiyelo njengesenzo sosomathuba, inhlese yepolitiki nokwesaba.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkululeko yezomnotho yiyo eyosenza sizigqaje kakhulu ngobu-Afrika

Inyanga uNhlaba esiphuma kuyo ibungazwa njengenyanga ye-Afrika. Kepha inyanga ye-Afrika ayisho lutho ngaphandle kwenkululeko yezomnotho.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amazwe aphesheya athi ayihlale phansi ibambe umthetho

ISaudi Arabia kanye ne-United States bacele ngeSonto ukuthi kwandiswe isivumelwano sokuyeka ukulwa eSudan esilethe ukuhoxa engxabanweni eyathatha amasonto ayisithupha phakathi kwamaqembu ezempi kodwa kuncane ukukhululeka kosizo kubantu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukhuluma uyaziphikisa ngeqhaza le-Afrika emhlabeni uRamaphosa

UMengameli uCyril Ramaphosa usenxuse amazwe ase-Afrika ukuthi athathe izikhundla zawo emhlabeni jikelele futhi enqabe ukungena ezingxabanweni ezingale kwemingcele yase-Afrika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Alikho elishona lingenazindaba: Intandokazi yomlingisi kuyenele

Isisho sesiZulu esithi alikho elishona lingenazindaba zalo siphinde safakazeka kuleli sonto ngokudlula emhlabeni komhlaziyi ozimele nentatheli enohlonze, okulandelwe okunye ukwedlula komlingisi osemkantshubomvu kuthelevishini kusukela ngeminyaka yezi-1980. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkulumo yesiZulu ephelele yoMntwana ngodaba lomhlaba kaZulu

Lo mhlangano wamaKhosi ombuso wakwaZulu ngiwumeme njengeNkosi yesizwe sakwaButhelezi, njengomdala noma ingwevu yaseNdlunkulu neSizwe, futhi njengomsunguli weNgonyama Trust.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umhlangano wamaKhosi oMbuso wakwaZulu mayelana nodaba lweNgonyama Trust

Inkulumo eyethulwe nguMntwana Mangosuthu Buthelezi, MP; INkosi yesizwe sakwaButhelezi noMsunguli weNgonyama Trust....

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abatapa uju lwezinyosi benza kube lukhuni satshe kubafuyi

USihlalo weKwaZulu-Natal Bee Farmers’ Association, uRoland Moore, uthe abafuyi bezinyosi baseNingizimu Afrika bathwele kanzima ukuze bahlangabezane nesidingo soju ezweni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abayi nganxanye bengemanzi ngesivumelwano seSAA neTakatso

ICosatu ePhalamende ithe iyasemukela isinqumo seKhomishana Yezokuncintisana sokugunyaza okwesikhashana ukuhlanganiswa okuhlosiwe phakathi kweSouth African Airways (SAA) neTakatso Consortium.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
OwaseNamibia nomyalezo onqala kubaholi ezwenikazi

Ethula inkulumo yakhe kwiPan African Parliament (PAP) eMidrand eGoli, uDausab uthi isikhathi esiningi abaholi kumele baveze izikhalo kulabo abachezuka ezinhlosweni ezibekwe yizinhlangano zamazwekazi afana nePAP kanye ne-African Union (AU

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bafuna kubuyiswe abafuduka ngenxa yezimpi ezweni

Izinkulungwane zabantu zibhikishe ngoLwesibili esifundeni esisenyakatho ne-Ethiopia, iTigray zifuna ukubuyiswa kwabantu abaxoshwa yimpi yeminyaka emibili lapho kanye nokuhoxiswa kwamasosha angaphandle asele selokhu kwaphela ingxabano.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMeya yaseMsinga ithi bazowuseka ngakho konke uMsinga United

Usuku layizolo ngeSonto lishone selaziwa iqembu elizomela isifundazwe iKwaZulu-Natal emdlalweni yokuhlungela ukungena kuMotsepe Foundation Championship ngesizini ezayo. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukuzamazama komhlaba eMsinga kuphoqe ukuthi zithuthe izakhamizi 

Sigcine sithuthile lapho ebesihlala khona isakhamuzi saseMsinga Top kuwadi 15, uMnuz uMphalele Ngubane ngenxa yokusabela impilo yakhe neyomndeni wakhe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuyakhula ukushayisana kuhulumeni neNhlangano Yezizwe

Uhulumeni wesikhashana wezempi waseMali uwuchithile umbiko wehhovisi lamalungelo abantu leNhlangano Yezizwe (i-U.N.) mayelana nezinsolo zokubulawa kwabantu okungenani abangama-500 ngamasosha aseMali kanye nezilwi ezingaziwa zakwamanye amazwe ngesikhathi somkhankaso ngonyaka odlule.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukugqabuka kwegoda: UShenge uyashiya njengoNdunankulu kaZulu noweSILO

Emuva kweminyaka engama-69 uShenge uyaqhela ekubeni ludondolo lweSILO noZulu Emasontweni amabili edlule elaboHlanga lishicilele isihloko…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IGermany ibophe isikhonkwane kwezokuphepha kuvakasha uZelensky

UMengameli wase-Ukraine uVolodymyr Zelenskyy uhlangane noShansela waseJalimane u-Olaf Scholz ngeSonto futhi wabonga uhulumeni wakhe ngobumbano njengoba ethole ukwanda okukhulu kosizo lwezempi ohambweni lwakhe lokuqala kuleli selokhu kwahlasela iRussia.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuntwela ezansi ngokuvuleka kwamathuba emiphakathini eyakhele izimayini

Inhlangano ejutshwe ukuvuselela amakhono ababengabasebenzi basezimayini, abantu abavela ezindaweni ezivukuzayo nabathumela abasebenzi, yethule i-Agri-Hub eMarikana ngaseRustenburg eNorth West, ngokubambisana neSibanye Stillwater, esebenzela kule ndawo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sekungumlando ukuthi iTakatso isingabanikazi  abaphelele beSAA

Isivumelwano sokuthatha kweTakatso iSouth African Airways (SAA) sekuthole isigxivizo yiKhomishana Yezokuncintisana, njengoba kusalindwe izinguquko ezithile, okuhlanganisa nokuphuma kweLift kulo mfelandawonye.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izinyunyana zixwayisa uhulumeni ngokubika imbiba nebuzi ngamaholo

Njengoba kuqala inkathi yezingxoxo zamaholo, izinyunyana zabasebenzi zicela izinkampani ukuba zigweme ukusebenzisa umnotho ontengantengayo njengezaba zokwenyusa amaholo abasebenzi ngaphansi kokwehla kwamandla emali.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here