Uthi umphumela womdlalo odlule ubenze basebenza kanzima bezilungiselela umdlalo wangeSonto okumele bawunqobe nakanjani ngoba sebewalungisile amaphutha
Ubona ukusebenza kwakhe kanzima kuyikho okumlethele imivuzo emihle kwezamankomane
Ugaqele inkanyezi kuCaf Champions League, umqeqeshi weMamelodi Sundowns uJerry Tshabalala opheka amaBrizilians esimame. ISundowns iyona…...
Uthi ukube uyivalele phakathi iphenathi banqoba umdlalo bekuzoba yibhonasi
Emaqenjini aKwaZulu-Natal kukhona iKingdom Stars egijima esigabeni esiphezulu, bese kuba khona iKingdom Queens yona edlala esigabeni esingaphansi.
Banesifiso sokuthi ihlale emlandweni iNdebe YoMhlaba ezosingathwa kuleli
UMontjane uhamba ngenqola enamasondo ngenxa yokuthi wazalwa enenkinga yezinyawo nezandla. Eneminyaka eyishumi nanye kwaphoqeleka ukuthi afake unyawo lokufakelwa.
Le ntokazi esencane idabuka eMpumalanga Township lapho khona okwaziwa ngokuthi iseHammarsdale. Ithe iqale ukudlala unobhutshuzwayo ngonyaka wezi-2014.
UPortia Modise nguyena kuphela umdlali webhola e-Afrika oseke washaya amagoli angaphezu kwali-100 edlubhe imibala yesizwe.…...
ISundowns idlala le midlalo nje ingoba ibe ngompetha bokuqala beSafa National Womens League esiyaziwa ngokuthi iHollywoodbets Super League
Kule minyaka eli-10 le ntokazi ikwazile ukuthi idlalise kuzona zonke izigaba lapho kubalwa iSAB League, i-ABC Motsepe League, GladAfrica Championship nakuDStv Premiership. Nemidlalo yeligi yabesifazane iSasol League udlalisile khona.
Selukhishiwe uhlu lwalaba abaqokelwe kwimikomelo yakaMomentum gsport Awards. Usuku lokukonyeliswa luzokuba mhla ingama-31 kwephezulu. IMomentum…...
Umgadli weqembu lalapha eNingizimu Afrika iBanyana Banyana uThembi Kgatlana ungumdlali osematheni kuleli njengoba ezinsukwini ezedlule…...
Ulokhu eqhubekile nokuzakhela igama lakhe emdlaweni womnqakiswano. Lowo nguPrecious Mthembu. Uzifake emlandweni eba ngumqeqeshi wokuqala…...
Intokazi yakwaNdengezi izimisele ukuqhubeka nokusebenza kanzima Iswele amazwi intokazi eqokelwe esikhundleni esikhulu eqenjini lesizwe lomnqakiswano…...
Iswele amazwi intokazi eqokelwe esikhundleni esikhulu eqenjini lesizwe lomnqakiswano labaneminyaka engaphansi kweli-19. Leyo ntokazi nguLifalethu…...
Intokazi yaseHammarsdale ilokhu iqhubekile nokuphakamisa abantu besifazane kwezemidlalo emhlabeni wonke jikelele. Leyo ntokazi ngukaputeni weqembu…...
Uthi yize ukhuvethe lubaphazamisile emalungiselweni basanalo ithemba lokwenza kahle
Ifisa ukuthuthukisa ezemidlalo emphakathini wangakubo intokazi ezenzele igama ebholeni lomnqakiswano lapha eNingizimu Afrika. Leyo ntokazi…...
“Ukubona umqeqeshi weqembu lesizwe likanobhutshuzwayo iBanyana Banyana, uDesiree Ellis, ehambela imidlalo yethu lokho akusiniki lutho…...
Abadlali bakuleli ababili abagijima eqenjini leBanyana Banyana uJanine van Wyk no-Ode Fulutudilu, bajoyine uBongani “Ben…...
Uthi wonke umdlalo bawuthathisa okowamanqamu ukuze bezokwazi ukudlala kwiligi kazwelonke
Lesi sigcawu sizobasiza kakhulu abaqeqeshi ekuthuthukiseni ulwazi lwabo kulo mdlalo nokuzokwenza ukuthi unobhutshuzwayo wamantombazane ukhule
Lokhu okwenzekayo kunika ithemba ngokuthuthuka kwabesifazane kwezemidlalo kuleli osekusele wukuthi banikwe ukwesekwa abakudingayo Ngalesi…...