UShozi yisifundiswa nombhali wezindaba zesimomazwe, wenza iqhuzu lePHD.
Uhulumeni waseSpain ukhiphe ngoshwele abaholi abayisishiyagalolunye baseCatalonia ababoshwe ngowezi-2017 ngemizamo yokuhlubula lesisifunda sibe yizwe elizimele.…...
Ngokomlando wakuleli, uNhlangulana inyanga ebalulekile kupolitiki yakuleli njengoba kusuke kukhunjulwa intsha yangowe-1976 eyayibhikishela imfundo engenalo…...
NgoLwesibili amakhulu abantu bakwa-Israel bamashele empulanganga yeJerusalem bephikisana ngabakubona ngokufunzwa ngenkani amaSulumane kulandela ukunqanyulwa kombuso…...
Kusukela ngezimpi zombango ne-Israel, ukuvikela uHulumeni waseSyria, ukuqhuma kwamabhomu nokuxokozela kwasekhaya abaseLebanon babheke umbutho wezempi…...
Ngeviki eledlule bekunezinkulumo ezithi uSomlomo weSishayamthetho uYariv Levin ophinde abe yilungu leLikud uzosebenzise amandla akhe…...
Liphinde lamlahla olwamacala empi uRatko Mladic. UMladic wayengumholi wamasosha eBalkan ngesikhathi kuqubuka impi yobuhlanga phakathi…...
Zimbili izinto ezimqoka ezenzeka kuleli lizwe. Okokuqala ukhetho lobuholi obusha kuzwelonke okuzoqalwa ukuvotwa zili-18 kule…...
IHhovisi loMvikeli Womphakathi eliholwa ngu-Advocate uBusisiwe Mkhwebane kubonakala linenkinga yokukhohlwa nguMengameli uCyril Ramaphosa. Leli Hhovisi,…...
UNdunankulu wakwa-Israel uBenjamin Netanyahu (osesithombeni) ufunga uyagomela ukuthi iHamas izojeza kulandela ukuhlaselana okuqale ngesonto eledlule.…...
NgoLwesibili uMengameli waseFrance u-Emmanuel Macron ubenengqungquthela yokufukula umnotho nabaholi base-Afrika. Kule ngqungquthela bekukhona abaholi base-Afrika…...
Kubonakala esazoqhubeka nokuphathwa ikhanda amazwe owomhlaba ngeTurkey. UMengameli wakuleli lizwe uRecep Tayyip Erdogan usetshele uMengameli…...
Umlando uyaziphinda phakathi kwe-Israel neHamas. Lezi zinhlaka sezibone kungcono ukuthi zikhiphane udede kulandela isenzo samaphoyisa…...
NgoLwesithathu, owake waba nguMengameli e-Iran uMahmoud Ahmadinejad (osesithombeni), ubhalisele ukungenela ukhetho lukazwelonke oluzoba ngoNhlangulana. NgokoMthethosisekelo…...
Amalungu eSishayamthetho e-Albania aseluqalile uhlelo lokususa uMengameli u-Ilir Meta. Lo Mengameli ubhekene nale nkinga nje…...
Seludlulile usuku obelubekelwe uNdunankulu wakwa-Israeli uBenjamin Netanyahu lokusungula uHulumeni omusha. ULwesibili bekuwusuku lokugcina ezinsukwini ezingama-30…...
INkantolo YoMthethosisekelo eSyria isigunyaze ababili ukuthi baphonsele uBashar al-Assad inselelo okhethweni oluzoba zingama-26 kule nyanga.…...
Kusolakala ukuthi ubuholi bePalestine obuzinze eWest Bank, iPalestinian Authority buhlela ukulaxaza uhlelo lokhetho lweSishayamthetho obekumele…...
UMengameli we-Iran uHassan Rouhani usexwayise labo abaputshuze umqopho lapho khona uNgqongqoshe Wezangaphandle uJavad Zarif, ekhala…...
NgoLwesithathu, uNdunankulu we-United Kingdom (UK) uBoris Johnson ubengaphansi kwenkulu ingcindezi yokuchaza ngesimo sakhe sezimali. Lokhu…...
UMengameli wase-Albania u-Ilir Meta (osesithombeni) usesole uNdunankulu u-Edi Rama ngokusebenzisa izwe ukuzicebisa nokwehluleka ukuqhamuka neqhinga…...
Usuhlehlile umhlangano wokukhumelana umlotha phakathi kukaHulumeni wase-Afghanistan neqembu lophumasilwe iTaliban. Lo mhlangano obekumele ube kusasa…...
UMengameli waseRussia uVladimir Putin, usexwayise amazwe asentshonalanga amsabisa ngokumvalela engoxweni uma elokhu enza lokhu abangakufuni.…...
NgoLwesibili I-United States of America (USA) neNorth Atlantic Treaty Organization (NATO) bazwakalise ukwesekwa kwabo i-Ukraine…...
NgoMsombuluko oNgqongqoshe Bezangaphandle eRussia nase-Egypt babenomhlangano wokuqinisa amaxhama kwezokuhwebelana kanye nokunye okuwahlanganisayo lawa mazwe. Okugqamayo…...