UShozi yisifundiswa nombhali wezindaba zesimomazwe, wenza iqhuzu lePHD.
Lilokhu limlandele njalo ifu lenkohlakalo uNdunankulu wakwa-Israel uBenjamin Netanyahu. NgoMsombuluko uvele phambi kukamehluleli enkantolo yaseJerusalem…...
Ngenxa yengcindezi yezomnotho egcizelelwa kakhulu ngukhuvethe, osopolitiki base-Italy bahlongoza ukuwadlulisele kosochwepheshe amandla ombuso. NgoLwesine esontweni…...
Zingama-24 kuNtulikazi wezi-2019 uMnu uBoris Johnson waqokwa njengoNdunankulu weBritain. Kulokhu kuqokwa baningi ababebungabaza ubuholi bukaJohnson.…...
Sekwenzeka lokhu ayekusaba ngeGermany amazwe ase-Europe. Zili-13 kuNcwaba we-1961 leli lizwe lancozuka kabili kulandela ukudonsisana…...
Amazwe aseMiddle East asehlulekile ukuthi awahoshelani. Ngaphambilini lawa mazwe ayekhombisa ukubambisana ezintweni eziningi. Isibonelo sokuqala…...
Ngokwemigomo yenhlangano yamazwe ase-Afrika i-African Union (AU), uSihlalo uhlala unyaka owodwa bese eyaphuma. Lokhu kusho…...
Bubuyele esimweni esejwayelekile ubudlelwano phakathi kweQatar nenhlangano iGulf Cooperation Council (GCC). Lokhu kubuyisana kumenyezelwe zinhlanu…...
I-United States of America (USA) ibhekene nesimo esiyindinda e-Afghanistan. Ubudlelwano phakathi kwalawa mazwe baqala ngowe-1979…...
Zingama-23 kuZibandlela wanyakenye i-Israel yaqala uhlelo lokugomela ukhuvethe. Lokhu kwalandela isethembiso sikaNdunankulu uMnu uBenjamin Netanyahu…...
Ngokomlando, ipolitiki yaseMiddle East ilawulwa kakhulu ukhetho lwase-USA. NgoLwezi wanyakenye i-USA iphinde yaba nokhetho lokukhetha…...
Unyaka wezi-2020 ube ngomubi kakhulu eNingizimu Afrika. Kube unyaka obhedise izinhlelo eziningi zezwe. Kunobungozi bokuthi…...
Sikhomba ukumphelela isineke sikaNdunankulu wase-Ethiopia uMnu u-Abiy Ahmed. Leli lizwe libhekene noxhaxha lwezinkinga eziningi zazo…...
Ukwanda kwezinkinga zenkampani ephehla ugesi kuleli u-Eskom sekumubeke endaweni angayejwayele umkhulumeli wayo uMnu uSikonathi Mantshantsha.…...
USEPHINDE walaxaza elinye ikhaya uDkt uMakhosi Khoza ebekuyikhaya lakhe lesithathu kwezombusazwe eminyakeni emibili. Zili-15 kule…...
IVENEZUELA isenkingeni yokungabibikho kozinzo kwezepolitiki nosekudale ukuthi kuze kube khona ‘oMengameli’ ababili okunguNicolas Maduro noJuan…...
NGEZINTATHA zangoLwesithathu I-Independent National Electoral Commission (INEC) imemezele inhlangano kaMuhammadu Buhari i-All Progressives Congress (APC)…...
NGESIKHATHI engena esikhundleni Mengamelu uNicolas Maduro kukhona ababethi uzokwehlela ngezansi adale ukuthula noxolo phakathi kwakhe…...
Kuphilwa esikhathini lapho ipolitiki yamazwe omhlaba ikhombisa ukwanda kokuyishaya ngapha nangapha; ukungameli iqiniso ngendlela…...
Kunamazwe asephumele obala angakufihla ukuthi azimisele ngokutakula iVenezuela otakwini ebhekene nalo UNGENE esikhundleni…...