UMnu uSanele Gamede: UMqeqeshi WezeMpilo Yabantu Abasha Nezemisebenzi
Lo nyaka, njengalowo odlule, ubunobunzima bawo kanye nezinkinga eziningi ezifaka phakathi ukhuvethe lolu esibhekene nalo. Ubunzima ebesibhekene nabo onyakeni ofile kanye nalona ophezulu abusho ukuthi impilo ayisaqhubeki.
Njengoba abafundi beqalile ukubhala, umzali uneqhaza elikhulu okumele alibambe ukuze bephumelele.
Indlala kubo ayibangwa ukungaholi imali eyanele kodwa ibangwa ukungakwazi ukonga lokho okuncane okungenile. Ukulwa nesihlava yiso kanye isisombululo kunokwelapha.
Inkinga enkulu ngezinkundla zokuxhumana kubantu abaningi, ikakhulu abasha, isikhathi abasichitha kuzona bengenzi lutho eyinzuzo kubo.
Uma unaso isikhathi sokuvakashela umlando wakuleli, uzothola ingxeye yesizathu esafaka aboHlanga eGibhithe abakulo ngokwahlukana kwabo.
Umbhali ubona kufanele umholi akwazi ukuzihola yena kuqala ngaphambi kokuhola abantu
Into ebuhlungu engifisa uyazi ukuthi kuyingozi ukukhuliselwa ingane futhi kuvamise ukungabi nomthelela omuhle. Abantwana bethu abasihloniphi ngoba sibatshengise ukuthi siyizehluleki futhi sithembele kwabanye abantu.
Yonke into eyakhelwe esisekelweni esingenaqiniso ayinayo impumelelo. Uma ikhona impumelelo, ayithathi isikhathi eside kungekho okhalayo.
Angiqale ngokucacisa ukuthi uma ngikhuluma ngobizo, kulesiqephu, angikhulumi ngokubizwa abaphansi. Ngifisa ukuphendula lombuzo namuhla ngoba…...
Kungithathe isikhathi eside ukubhala lomlayezo wabantu besimame ngoba sekuningi okushiwo kubo, ngabo kanye nokubaluleka kwabo.…...
Ezinsukwini esiphila kuzo kusobala ukuthi abantu abaningi bacabangela ezabo izisu. Ngisho nesibathembile osopolitiki nabo bazicabangela…...
Ngokocwaningo, olushicilelwe abezemfundo emabangeni aphansi, babalelwa Phakathi kuka-650 000 kuya ku-750 000 abantwana abaphakathi kweminyaka…...
Njengomuntu okhuthaza umphakathi, ikakhulukazi intsha, ngifisa ukungezwakali sengathi ngithela usawoti esilondeni noma ngiqonde ukudelela ubuholi…...
Kubuhlungu ngoba uma uke wathinta indaba yesikole kanye nobuholi, ikakhulu uma ukhuluma naboHlanga, kuba sengathi…...
isimo sezepolitiki kanye nesombusazwe kulezi zinsuku sikushiya ushaqekile futhi ungazi ukuthi uthini. Uma usathi usabhekene…...
Isibalo sabantu abangasebenzi nabalahlekelwe imisebenzi kusukela ngonyaka odlule siyethusa, sizwisa ubuhlungu futhi silahlisa ithemba. Ukumenyezelwa…...
Intsha eningi ezinkundleni zokuxhumana izwakalise ukungawujabuleli umgubho wosuku lwabo kulo nyaka. Balubona lungebalulekile futhi lulahlekelwe…...
Anginguyena umuntu omkatshubomvu ngokwezemilando futhi angifuni kubonakale sengathi ngiqonde ukukufundisa umlando womzabalazo wakuleli ngobo bakhona…...
Noma siphila esikhathini esinzima sokhuvethe olusivalele ezindlini, kubalulekile ukuthi siphile impilo enenhloso nemigomo ethize esizibekele…...
Esikhathini esiphila kuso izinkundla zokuxhumana azisasentsheziselwa ukuxhumana kuphela. Eminyakeni edlule izinkundla zokuxhamana zazenza kubelula ukuxhumana…...
Akuve kubuhlungu ukuzwa ukuthi usuphuthelwe ithuba. Kuzwisa ubuhlungu kakhulu uma lelo thuba likwedlule ukhona ngenxa…...
Uma sisahlulwa ukufunda emaphutheni esiwenzile kusho ukuthi kusekude phambili. Angeke siye phambili uma sisagidagida ndawonye,…...
Kuyajabulisa ukubona intsha yakuleli ihlanganyela ekugubheni usuku lwenkululeko ikakhulu ezinkundleni zokuxhumana. Kungenze ngacabanga kaningi ukuzwa…...
“Njengenjwayelo, uthe uma engena endlini ebuya esikoleni ngambuza ukuthi belunjani usuku lwakhe kanye nokuthi ufundeni…...