UMnu uSanele Gamede: UMqeqeshi WezeMpilo Yabantu Abasha Nezemisebenzi
Kuzwisa ubuhlungu ukubona aboHlanga bengene shiqe ezikweletini ezidalwe ukubolekwa kwemali ukuze kukhokhelwe imfundo ezikhungweni zemfundo…...
Ukubaluleka kwesikhathi kuyinto enganakekile kwabaningi, ikakhulu kubantu abasha. Kulula kwabaningi ukudlala ngethuba nesikhathi abanikwe sona.…...
Impi phakathi kwaboHlanga iyadabukisa futhi iyethusa. Bengithi isitha sowoHlanga ubunzima kanye nenhlupheko abhekene nayo. Angikholwa…...
Esikhathini lapho khona imfundo ibonakala sengathi ayibasizi aboHlanga, ngifisa ukuveza ukubaluleka kolwazi. Enye yezinto ezenza…...
Eminyakeni eyela eshumini ngisenyuvesi kuyadabukisa ukubona abafundi, ikakhulu aboHlanga, bebhikisha njalo ngaphambi kokuba baqale izifundo…...
Lokhu akuvamile kwaboHlanga sijwayele ukukubona kwabamhlophe ingakho imfundo yabo ibukeka engathi ingcono Siphila esikhathini esinzima…...
Lisekhona ithuba kulabo bafundi abangaphumelelanga kanjalo nabangayitholanga imiphumela emihle ngowedlule Angiqale ngokuhalalisela bonke abafundi abebefunda…...
Ukuze imfundo yethu iphumelele kudingeka ukubambisana nokubekezelelana phakathi komfundi, uthisha nomzali. Lokhu kungasiza ukugwema inhlekelele…...
Ubunzima kanye nengcindezi yokungaphumeleli kumatikuletsheni idlule nemiphefumulo eminingi eminyakeni edlule. Abantu abaningi, ikakhulu abazali, bayehluleka…...
Ngicabanga ukuthi isikhathi esifanele sokuthi ngikukhumbuze ukuthi unyaka uqalile. Iningi lethu siye sibone ngokuphela kukaMasingana…...
Ezibuhlungu azipheli futhi ziyadabukisi. Ukwedlula kwabantu esibaziyo emhlabeni kubuhlungu kakhulu futhi kuyethusa. Ukhuvethe aludelanga ukubulala…...
Kuyindida futhi kuzwisa ubuhlungu ukubona umphakathi wakithi uhluleka ukuhlukanisa nokuchaza ukuthi iyini impumelelo. AboHlanga bangene…...
Uma kunento engiyifundile empilweni nengifisa ukuthi uyifunde nawe, ukuthi amathuba afikela noma ngabe ubani kodwa…...
Akusasele zinsuku zingakhi ngaphambi kokuthi singene kuZibandlela, inyanga edume ngesiphithiphithi. Inyanga lapho khona wonke umuntu,…...
Okwenzeka kwaboHlanga kulezi zinsuku, ikakhulukazi kubantu abasha, kuyadabukisa kakhulu. Abantu bakithi bakhethe impilo yokucela kanye…...
Ukhuvethe lushabalalise amaphupho abantu abaningi. Ngisaba nokubuza ukuthi unyaka wezi-2020 ubukuphethe kanjani ngoba ngizobonakala njengomuntu…...
Esikhathini lapha ulwazi luthe chithi saka, ngizithola ngiphendula abantu abasha abaningi mayelana nokubaluleka kokuba nomuntu…...
Ngike ngaba ngomunye wabantu abazibona behlupheka isikhathi eside futhi kwesinye isikhathi ngangizibona impilo yami ingesophinde…...
Abantu abasha abaningi, ikakhulu kuleli, bakhala ngokunganakwa kanye nokungqongqoza eminyangweni eminingi yamathuba kungabi namuntu obavulelayo.…...
Ingijabulisile into engiyibone ezinkundleni zokuxhumana evikini eledlule, lapho abantu abasha bengenele umkhankaso wokusizana ekufuneni umsebenzi.…...
KwaboHlanga abaningi imfundo iyinto eyigugu kakhulu. Ngingomunye wabaziqhenyayo ngethuba le mfundo engiyitholile, ikakhulu ngemuva kokungaphumeleli…...
Ukhuvethe alubulalanga abantu kuphela kodwa ludale uguquko ezintweni eziningi emhlabeni wonke jikelele. Ukuvalwa kwamazwe kanye…...