Zulu Bayishintsha inkosi Qala: Bayede We Ndabezitha Ukuvuma: Zulu wayishintsha inkosi O bayenza usheleni Oqalayo:…
UNtuthwane Omncane wayede egconwa. “Izintuthwane vele azifundi. Izintuthwane kufanele zazi ukudla nje kuphela. Izintuthwane ziqoqa…
Kwake kwaba khona indoda eyayizithanda kakhulu izinyoni. Yenza indlu yezinyoni. Kwakuyikheji elikhulu izinyoni ezazihlala kulo…
Ilambu le-DIY Lava elijabulisayo elinesayensi encane lisebenzisa izinto zasendlini ezilula. Izingane kanye nabantu abadala bazothanda…
Ngelinye ilanga umkhulu wayefuna ukusifundisa isifundo esithile mayelana nokwethembana nokubonga, ngakho wasixoxela indaba yebhubesi nenkawu……
Umgadli wa-AmaZulu FC uBongi Ntuli, uthi bafuna ukuqeda ishobolo lokungenzi kahle uma bebhekene nomkhaya. AmaZulu…...
Ezinyangeni ezedlule kubekhona ukuhumuzela eMakhosini kanye naseNdlunkulu mayelana nodaba lomhlaba kanye nokuqokwa kweBhodi le-Ingonyama Trust.…...
Kunovalo lokuthi izihlambi ezinamandla zemvula eziqale izolo emini bebade ezingxenyeni ezihlukene KwaZulu-Natal zingadala omunye umonakalo njengoba kuseneningi labantu elakhe ezindaweni ezisosebeni lemifula nemihosha.
Izifundo ezinjenge Life Orientation kumele zilekelele othisha nabafundi ukukhuza umhlola zingabi ihlaya Ngesonto eledlule akwehlanga…...
Ukude kwelulwa isikhathi sephemithi yabaseZimbabwe kuyizinkomba zokuthi bangagcina bephelele kuleli Isinyathelo sikaNgqongqoshe Wezasekhaya uDkt u-Aaron…...
Ukubabaza okungamachilo ngaphansi kukahulumeni wabantu sekwaba yimpilo yansukuzonke ezweni UMthethosisekelo waseNingizimu Afrika uyakugcizelela ukukhululeka ngokwemizwa…...
Inyanga uNhlaba esiphuma kuyo ibungazwa njengenyanga ye-Afrika. Kepha inyanga ye-Afrika ayisho lutho ngaphandle kwenkululeko yezomnotho.…...
Inkulumo yami yokuvala ngiyafisa ukuba ngiyibhekise kuwe Nyazilwezulu ngoba kuthiwa kubalulekile ukuba kube njalo. Ngingakakwenzi…...
Isiqalo somthandazo weSabatha Bandla elikhulu lika Menzi wezulu nomhlaba, sesingene ekuhlonipheni imini enkulu eyahlonishwa uBaba…
UBaba u-Isaiah Mloyiswa Mudliwamafa Shembe wayezalwa nguMayekisa kaNhliziyo, kaMzazela kaSokhabuzela kaNyathikazi Khumalo umama wakhe kunguSitheya…...
Inkonzo yobuNazaretha inezigaba ezahlukahlukene nezevatho ezihambisana nazo: Inhlalisuthi Inhlalisuthi uma iya eSabatheni igqoka ibhulukwe elimnyama,…
Omasipala abapheze ukuyishaya emuva bayishaye phambili ngoba ekugcineni yibo abanesandla kulokhu Kuhlala kukhalwa zinsuku zaphuma…...
Isigaba samashumi amabili nantathu nesigatshana sokuqala (23(1)) esitholakala phansi koMthethosisekelo sivikela ilungelo lawo wonke umuntu lokuthi asebenze ngaphansi kwezimo ezinobulungiswa.
Asiphiki ukuthi kuningi okuhle asekwenzele iqembu kepha njengesizwe sisabheke lukhulu
Kulokhu sibungaza umzukulu wamaqhawe nengqwele yakho konke okunguZulu
Ngifisa ukuqala ngokudlulisa amazwi okuzithoba kwiSILO uMisuzulu, Indlunkulu, amakhosi onke aseNdlunkulu, izinduna, amabutho kanye nomphakathi…...
UMthethosisekelo yiwona umthetho ophakeme ukwedlula yonke eminye imithetho, ngakho-ke, yonke eminye imithetho kumele ihambisane noMthethosisekelo. Negama liyazisho ukuthi umthetho oyisisekelo sayo yonke imithetho. Wonke umuntu waseNingizimu Afrika kumele athobele umthethosisekelo.
Kube yintokozo eyenganyelwe umunyu kumfo kaRamlutchuman ongowomdabu waseNdiya ngenkathi kwethulwa incwadi ekhuluma ngempilo yakhe, emcimbini…...
Abaphathiswa nezikhulu zemfundo asibabone behambela izikole kungakhalwa selidume ledlula.