Inkulu imvunge ezinkundleni zokuxhumana emuva kokuchithwa kwecala likaMengameli uCyril Matamela Ramaphosa. Kubalulekile emacaleni awundabamlonyeni afana…...
Ilokishi iLamontville lidume ngokuningi. Leli yikhaya labantu abafana nobaba uThokozani Mandlenkosi Nene uGxaba lembadada, umama uFlorence Mkhize, umama uManto Madlala nabanye abaningi.
Sikwethulela inkonyane uBukhosi ngolimi lwakho....
Enkulumweni yaSo yokuqala eSishayamthetho saKwaZulu-Natal, ISILO sithe sesifikile isikhathi sokuba aboHlanga bazuze ngefagugu labo. Lokhu…
Amanyundululu awaphahlaze ekugcineni enza kwehle ukwethenjwa kukaKhongolose ngo-Eskom NgoLwesithathu ekuseni kuvukwe nezindaba ezithi obeyiSikhulu Esiphezulu…...
Sikwethulela inkonyane iKHOKHASI elikufundisa ngokusebenza kwePhalamende nesiShayamthetho. Khona lapho sichazelana nangokushaywa nokweluswa kwemthetho ngale kokhetho.…...
Amalungu eSishayamthetho sesifundazwe othe iNdlulamithi kuvulwa iSishayamthetho eMgungundlovu izolo. Umcimbi ubuthanyelwe nangu Ndunankulu kaZulu, iNkosi…...
UPhama wayenohlamvu lommbila. UMama wayengazi ukuthi kwakuwuhlamvu olunomlingo. “Ngelinye ilanga, lolu hlamvu luzokondla isizwe,” kusho…
UMengameli ukhuluma ngamathuba emisebenzi ngapha, engxenye abasebenzi bahleli ngokuminca.
Kunobungozi obukhulu obungavusa udlame.
Eminyakeni yokugcina yokuphila kweSILO esidala uBhejane, Omdala wakhe ubuhlobo nohulumeni waseGauteng. Lobu buhlobo buqhamuka nezinhlelo…
UBaba u-Amílcar Lopes da Costa Cabral wazalwa zili-12 kuMandulo kowe-1924. U-Amilcar Cabral usangomunye wochwepheshe bezemfundiso…...
UMphathiswa uthi okuyobenza baphumule wukuthola amaphesenti ali-100.
Ukungena ngenxeba kwabezepolitiki sekusho khona ukuthi isiqalile ukuphuma esandleni Isisho esithi, “Amanzi Ayimpilo” siyisonga yonke…...
Emazweni aqhuba ngedemokhrasi iHhovisi likaSomlomo lineqhaza elimqoka ekuqinisekiseni ukuzinza kwentando yabantu kanye nokusebenza kwePhalamende noma…
UMthethosisekelo ukwenza kube yilungelo, hhayi igunya ukuthi imiphakathi ibe yingxenye yokushaywa nokweluswa kokusebenza kwemithetho kuleli, kubhala uLuvuyo Thahla
Njalo ngoNhlolanja eNingizimu Afrika kuvulwa ngokusemthethweni iPhalamende likaZwelonke. Ngesikhathi izwe Lisandro kuthola inkukuleko kusuka ngowezi-1994…
ISILO esiseSihlalweni okokuqala ngqa sizokhuluma eSishayamthetho
Emhlabeni jikelele ukuqala konyaka kuba isikhathi esilukhuni satshe lapho kubuyiselwa izingane ezikoleni. Inkece abantu abasuke…...
UBaba uThomas Isidore Noël Sankara wayeyisikhulu samasosha saseBurkinabé futhi wayengumholi wamavukelambuso owayesebenza njengoMongameli waseBurkina Faso…...
INKONYANE: Sikwethulela inkonyane i-KHOKHASI elikufundisa ngokusebenza kwePhalamende nesiShayamthetho.
Khona lapho sichazelana nangokushaywa nokweluswa kwemthetho ngale kokhetho. Konke ngolimi lwakho.
Ushicilelo oluyisiphesheli ngomlando weMpi yaseSandlwana yangonyaka we-1879, sikubekele okulikhethelo nenqabakutholwa ngokwenzeka. Lolu shicilelo oluyisipesheli lwenziwe…...
Sikumema ukuba ube yingxenye yokunquma u-Eskom ishoba ngesehlo sikagesi ezweni.
UBaba uPatrice Emery Lumumba wazalwa zi-2 kuNtulikazi kowe-1925 wayengusopolitiki waseCongo futhi engumholi wenkululeko owasebenza njengoNdunankulu…...