I-Rwanda isiveze ukuthi izohoxa ku-Economic Community of Central African States (ECCAS).
Isifunda i-Los Angeles siyasha.
Ayisabhekani phakathi kuka-Elon Musk noHlanya.
UTrump uthi uke waxoxa noMnuzane.
Ubuyela lapho ayekhona.
Bathi ukushoda kwezinsiza okubashiya besengozini yokuhlaselwa yizigebengu.
IDRC isicele uxhaso lwezempi eChad ukuze isize ukulwa nokugadla kwamavukelambuso e-M23 okuqhubekayo.
UMurwira usenxuse ukuthi kube nezingxoxo phakathi kwabo bonke ababambe iqhaza eDRC.
UMnangagwa usephinde wagcizelela ukuthi uhlose ukuhoxa esikhundleni ekupheleni kwehlandla lakhe.
UXhanti Payi ubikezela ukuthi uMnyango Wezokuvikela ungase ubone ukwenyuka kwezimali.
Amanye amaqembu ezepolitiki ePhalamende afuna uNgqongqoshe wezeziMali uMnu u-Enoch Godongwana azibophezele ekufukuleni umnotho.
OwayenguMengameli waphambilini eNingizimu Afrika usehalalisele uSihlalo weKhomishana ye-AU osanda kukhethwa, uMahmoud Ali Youssouf.
Usopolitiki weqembu eliphikisayo e-Uganda osesitelekeni sokungadli uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuba isimo sakhe sempilo sibe sibi.
Iqembu lamavukelambuso i-M23 selinxuse uhulumeni waseDemocratic Republic of Congo (DRC) ukuthi ubambe iqhaza ezingxoxweni zokubhekana nenkinga ekhona ezweni.
Ibamba leMeya lithi bazoyilwa lempi yalabantu abafeza izimfuno zabo ngamanzi engabe atholwa umphakathi.
UMengameli uCyril Ramaphosa useveze ukubaluleka kokubumbana njengezwe phakathi kwezingxabano zomhlaba.
USteve Barker ongumqeqeshi weStellenbosch FC kumjabulisile ukuthi bakwazile ukudlela phambili kwiNedbank Cup.
Omunye wabaqeqeshi ba-AmaZulu FC uVusumuzi "Kanu" Vilakazi, udalule ukuthi kuyamjabulisa ukubamba umgqigqo okuyinto ekade ibalimaza kakhulu ezikhathini ezedlule.
Uhluleke nawukuzibamba wakhihla isililo uNks uThandi Mbhele, obekuzovulwa indlu yakhe entsha eseFrere.
Umbhali ukhalaza ngokungachunyiswa kolwethunga ezindaweni ezimqoka ezwenikazi.
IHamas imemezele ukuthi izoyeka ukudedela abathunjwa bakwa-Israel.
UMengameli uCyril Ramaphosa uthe abaholi base-Afrika kumele baqhubeke nokufuna ukuthula okuhlala njalo eDemocratic Republic of Congo (DRC).
I-Action SA isijoyine isiphakamiso sokuthi uNgqongqoshe wezokuVikela u-Angie Motshekga asule esikhundleni.
NgoNhlangulana ezimpini ezabe ziseDundee kwamphoqa ukuba ayishiye phakathi impi waphuthunyiswa esibhedlela.