Ezasemqubeni
Aziziningi izinto ezenza thina boHlanga singenzi kahle kepha zimbalwa. Akungazwakali sengathi kuwukugcwaneka noma kuwukuqhuba intwala…...
Umuntu ozaziyo ukuthi uyini, akazenzi izinto ezimbi, akabaxovi abantu, akanawo umgolo, kusukela ekukhuleni kwakhe (esengumfundi).…...
AboHlanga balekelela abelungu baseNtshonalanga, egameni ledemokhrasi, lemfundo, nelemali ekubhidlizeni izinsika zoBukhosi base-Afrika, baseNingizimu Afrika,ezaziliphethe ngempela izwe ngesingabo bengakafiki abelungu.
Ingani u-Eskom wexwayisa ongqongqoshe ababekuHulumeni wamaBhunu, owawuholwa yiNational Party kowe-1992. Wexwayiswa nongqongqoshe ababekuHulumeni wedemokhrasi oholwa yi-ANC ngowezi-2004.
Abezinhlangano nabamaqembu epolitiki abangaphumelelanga njengokufisa kwabo, balinyazwe ukweswela inhlakanipho kaMdali, engawadingi amajazi eziqu zemfundo.
Kunenkulumo ethi, ‘New World Order’ ethandwa ngabafundile, bengayetshisi, bengeyona ingxenye yezinhlelo, ukuthi sekwahlelwa okuzokwenzeka emva kweminyaka engama-40.
Njengamuphi uMengameli nesigungu, nabasePhalamende abangahlala phansi dekle, ezokuphepha kwezwe nomphakathi kusengcupheni, bethi bakhathalele abavoti. Kuyovela…...
Ayikazimeli i-Afrika ikakhulukazi ngezomnotho yize seyisemagunyeni aphezulu emfundo. AboHlanga basazeya, basazingabaza, siyazingabaza uma sekuzuziwe ngokwaseNtshonalanga.
Sekuyacaca manje ukuthi isayikholoji eyahlelwa yatshalwa ngabamhlophe baseNtshonalanga e-Afrika, ikakhulukazi kwezemfundo nemali, yabadunga aboHlanga e-Afrika
Wayecakule ukuthi kwakungamanga aluhlaza ukuthi uJesu wayemhlophe. Wayenebala elimnyama ngobufakazi bemephu.
Sengazicinga izincwadi ngaze ngancama, ezabhalwa aboHlanga ngabo ngqo, mayelana nezinto ezinhle abazenza phakathi yowe-1899-1902,wempi yamaNgisi…...
Kwakungenzeka ukuthi kwakungukunyuselwa kwemiholo yababesephalamende ngenyanga uNhlangulana wezi-2021, nabayemukelayo, okwabayimbangela yodungunyane namapeketwane eNingizimu Afrika, kungaqali.…...
Bonke babeqhamuke nombono, banxusa ubaba uShangase owayeyimeya yokugcina Kwamashu onyakeni we-1996,ukuba kwakhiwe isikole.Uma ngikhumbula kahle…...
Wawungasafisi nakancane umphakathi waseNquthu ukuba izingane zawo zihambe amabanga amade ziya ezikoleni njengawo phambilini. Wabe…...
Wawusanda kufika umphakathi elokishini iMondlo, eliseVryheid elinezigceme ezinhlanu okuwu-A kuya ku-E, uvela emakhaya eZinyokeni ngaseNcome,…...
Ngangingasafundi ngihleli ekhaya,emva kokuphuma esibhedlela ngenyanga uNdasa,ngilulama emilenzeni ngenxa yengozi yemoto ngaseGreenwood Park Station, ngoMasingana…...
Kwakunezikole nezakhiwo ezimbalwa eNingizimu Afrika ezabamba iqhaza zihlinzeka ngemvume yokufunda kuzona aboHlanga, abadala, ababesebenza ebusuku,…...
Kunzima kabi ukuthunga umlando waboHlanga bakwamanye amazwe. Kuze kubelula uma sewubachazela ukuthi ugxile emlandweni othinta…...
N GAPHAMBI kokuba umuntu azalwe uqale alumbeke, anakekelwe esibelethweni sikanina. Bese kuba ukuzalwa ngendlela ejwayelekile.…...