Kukhona okwenzakalayo emaqenjini epolitiki kuwo wonke amagumbi amane omhlaba futhi akukuhle. Kulabo abaqaphela nabalandela ipolitiki…...
Umlando wamazwe ase-Afrika uyakhombisa ukuthi emuva kokuba ethole inkululeko emazweni abamhlophe, ayenentshisekelo yokhulisa izinga lomnotho.…...
Ungomunye wabagqigqa izinkantolo ngenhloso yokuhlanza igama lakhe. Ngakolunye uhlangothi igama lakhe lindiza kumaKhomishini ophenyo kanye…...
Ukugasela kophiko lwamaphoyisa oluphenya ngamacala akhethekile nabucayi ezweni, iSpecial Investigation Unit (SIU), emahhovisini ali-15 eMaster…...
Likhala ngokwenzelwa phansi ngabezobulungiswa iKhansela le-Inkatha Freedom Party (IFP) kuMasipala waKwaDukuza elahlaselwa umphakathi waseNtshawini walishisa…...
Isilala obenyoni iMeya kaMasipala i-Alfred Duma uVincent Madlala (osesithombeni), eMnambithi, kulandela ukubulawa ngesihluku kukaMnu uMthobisi…...
Umnyombo ngodlame lwamatekisi KwaZulu-Natal olubonakala lusabalala nesifundazwe okuvela ukuthi usuka eMnambithi lapho okubhekene khona izinkunzi…...
Kuthe kushaya isikhathi somhlangano yabe indlu isigcwele phama. Usuku kwabe kuwuMsombuluko isikhathi somhlangano kulihora leshumi…...
Siqhuma nxazonke isililo embonini yamatekisi KwaZulu-Natal ngokubulawa ngesihluku komunye wabaholi abaqavile nobesemnkantshubomvu kule mboni. Lokhu…...
Ngalesi sikhathi iNingizimu Afrika ikutakutana ngodaba lokubuyiselwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo, KwaZulu-Natal kusachotshwa izintwala zomgunyathi wokubuyiselwa…...
UMA uhamba ngomgwaqo omkhulu onguthelawayeka uN2 ubheke ngasoGwini bese uchezukela ngasohlangothini lwaseSezela uhamba ibanga elingaphansi…...
Abeveva njengamalakazane amalungu ezinhlangano ezingekho ngaphansi kukaHulumeni, ngesikhathi ehlangene noMvikeli WoMphakathi, u-Adv uBusisiwe Mkhwebane, eThekwini,…...
Kubukeka ithimba loZul’azayithole liyinyathele emsileni kubaphathi besibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial, eMlaza ngokushicilela udaba lwentombazanyana yase-Adams…...
Yonke imilomo iyavunana ekutheni ungomunye wabantu abanamava uma sekufika kwezokuphatha koHulumeni Bezindawo. Lokhu kufakazelwa nawumlando…...
UMasipala iTheku uzehlisile kosomatekisi abangaphansi kososeshini abali-15 okuyibona abathinteka ngqo ohlelweni lwezokuthutha iGo!Durban abalaxazwa okwenyongo…...
Enye yezinto eziseqhulwini kuHulumeni waseNingizimu Afrika wukuthuthukisa izindawo ezisemakhaya. Lezi yizindawo ezabe zikhishwe ngaphandle komnotho…...
Embonini kufukuza kuqedane aboHlanga kuzuze abezizwe UMNOTHO waboHlanga embonini yamatekisi ubonakala ubaphunyuka njengoba uwela kwezinye izinhlanga…...
Iziqubu zakamuva zodlame zibeke elakuleli noMengameli endaweni abangayejwayele Sekwaba yisiko kohulumeni nabaholi bamazwe ukuthi izinsuku…...
Siveza amadede iMeya entsha yeTheku ezofikela kuwo nokungahle kucijise imikhonto embonini Akulona ihaba ukuthi uMkhandlu…...
Bathi balaxazwe okwenyongo yenyathi ezingxoxweni kwaxhunywana nomphakathi nabanikazi bamatekisi Abamatekisi abangaphansi kwenhlangano iQina National Public…...
OBEKULINDELEKE UKUBA angenele umbango wesikhundla sikaNobhala-Jikele eqenjini i-Inkatha Freedom Party (IFP) ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela.…...
KUNGASE kubheduke imbedumehlwano yodlame ngodaba olushisa ibunzi olunkankanywa ngabathile abahlela ukususa esikhundleni uMvikeli Womphakathi…...
Umbiko wakamuva uma ugcina ungumthetho ungahle wenze uMengameli uRamaphosa umuntu ongathembekile “Ngenze isethembiso koNgangezwe…...
Bakhala ngezimoto zokuthutha amanzi eziduvile, imiphakathi ibe iswele amanzi eChase Valley eMgungundlovu UMPHAKATHI waseChase Valley…...