Ezakamuva

Ayaqhubeka nokutheza kuleli amaqembu aseMexico

Siyanda isibalo sabadlali beqembu lesizwe iBanyana Banyana abafudululeka kuligi enkulu yaseMexico iLiga BBVA Femenil. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMkhokha : Ukuvukelwa kwemibuso e-Afrika sekwaba wusikompilo lwepolitiki kwaba

iGambia, iGuinea-Bissau, neSao Tome ne Principe zonke zisobishini

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ithe chithi saka imidlalo yeziteki zakhisimusi KwaZulu-Natal

Ngesikhathi wonke umuntu waseNingizimu Afrika wonkana ulungiselela uKhisimusi ozokuba ngoMsombuluko, kodwa ezindaweni eziningi zasesifundazweni iKwaZulu-Natal kuzobe kuguga utshani ngedili lemidlalo kanobhutshuzwayo ezindaweni ezehlukeni. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Imali ithi tata kuMpofana Heroes ezobanjelwa eMooi River ngempelasonto

Lo mqhudelwano obalwa neminye eminingi eyahlukene edlalwa ngalesi sikhathi samaholidi kaZibandlela uhamba nesamba sezi-R50 000 eqenjini elidle ubhedu bese kuthi abalale endaweni yesibili bagoduke nezi-R20 000.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USono uxwayisa uMokwena ngolaka olungadicilela isithunzi sakhe

Kuxwayiswa umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena ngendlela yokuziphatha.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMokwena ufanise iSundowns nezinkunzi zamaqembu agijima eligini enkulu kwelamaNgisi

Ufanise iqembu lakhe nezinkunzi zamaqembu aphesheya kwezilwandle umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Unyaka wezi-2023 kube unyaka womlando kunobhutshuzwayo wabesifazane kuleli 

Ngaphambi kokuthi usongwe unyaka wezi-2023, kudingeka ukuthi kushawelwe ihlombe izintokazi zakuleli zikanobhutshuzwayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Asiye Masandawana!

IMamelodi Sundowns ibhekene nomqansa wokuthi ibuye namaphuzu amathathu e-Egypt lapho izotholana phezulu nePyramids koweCaf Champions League. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
OweChippa ugxeka iziphathimandla zePSL ngemuva kokuchitha isicelo sakhe 

Usekhwele wadilika kuPremier Soccer League (PSL) usihlalo weChippa United, uSiviwe ''Chippa" Mpengesi. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Weneme ngefomu kaPhehlukwayo 

Uchaza ngokunyusa amasokisi kuka-Andile Phehlukwayo ukaputeni wamaProteas, u-Aiden Markram.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uhlezi ngesinqa esisodwa owe-Arrows  esiphenduke ukudla kwenduku

Sezibaliwe izinsuku zikaMabhudi Khenyeza kuLamontville Golden Arrows esiphenduke ukudla kwenduku.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubesekwenze konke uBongiwe ebholeni lomnqakiswano kuleli

Emva kokudlala iNdebe YoMhlaba amahlandla amane, imidlalo yamaCommonwealth Games kathathu ukaputeni weSpar Proteas uBongiwe "Bongi" Msomi usememezele ukuthatha umhlalaphansi. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Intsha ikhetha ukungavoti ngenxa yokunganami ngezombusazwe – HSRC

Intsha yaseNingizimu Afrika akukhona ukuthi ayinandaba kodwa ihlezi ikhetha ukuqhela okhethweni ngenxa yokungagculiseki kwayo ngokusebenza kukahulumeni, amaqembu ezepolitiki kanye nentando yeningi jikelele.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe ukuqokwa kwesikhulu esisha kuzodambisa ukucima kukagesi ezweni?

UNgqongqoshe Kagesi uKgosientsho Ramokgopa uthi ukuqokwa kukaDan Marokane njengesikhulu esisha sakwa-Eskom kuzobuyisela uzinzo kulenkampani ephehla ugesi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMelika igxeka izinhlangothi ezilwayo eSudan

IMelika ngoLwesithathu inqume ngokusemthethweni ukuthi amaqembu alwayo eSudan enze amacala ezimpi, kusho uNobhala Wezwe u-Antony Blinken.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Owayengumengameli ungumsolwa ekuketulweni kombuso okwabhuntsha

Amaphoyisa aseSierra Leone abize lowo owayengumengameli u-Ernest Bai Koroma ukuze amhlabe ngemibuzo njengengxenye yophenyo lwawo ngemizamo engaphumelelanga yokuketula umbuso.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IKomiti lifuna uNgqongqoshe esitikini ngolwe-SAA

IKomidi lamaBhizinisi kaHulumeni ePhalamende lithe lifuna uNgqongqoshe uPravin Gordhan adalule yonke imininingwane ngohlelo lwamathenda lokuthola umlingani (equity partner)  weSouth African Airways (SAA).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UBroos umemezele isikwati azokhetha kusona azogadla ngaso kowe-Afcon

Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos usememezele uhla lwabadlali azoqoka kubona azogadla ngabo ku-Africa Cup of Nations (Afcon) ngonyaka ozayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkantolo isivimbe ukuqala kokusebenza kwebhodi elisha leBSA

IBhodi elisha leBoxing South Africa (BSA) selivinjwe yinkantolo ukuthi liqale ukusebenza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bazojabula bodwa abadlali uma benganqoba – Sukazi

Isikhulu seTS Galaxy uTim Sukazi uthi konke kulele kubona abadlali, ukuthi benqobe umdlalo wangoMgqibelo ukuze bezobajabulisa njengoba kuvunyelenwe. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akakhathazekile ngesibhaxu umqeqeshi weqembu leziwe laseMzansi elidliwe eMorocco

Akakhali umqeqeshi weqembu lesizwe laseNingizimu Afrika lika-Under-15, uVela Khumalo ezakhe ezititinye yi-Ivory Coast ngo 4-2 emdlalweni wesihle obudlalelwa eRabat, eMorocco.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ufisa ukuba owesifazane wokuqala eKZN ukuphatha ibhande loMhlaba

Usebona kumfanele ukuthi angene eringini alwele elinye lamabhande ahlonishwayo emhlabeni uMapule Ngubane, ophethe ibhande le-SA Female Middleweight.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ongqimuze uBig Zulu wenaba ngesizathu sokuhalela uCasper Nyovest amfuna uthuli

Uchaza ngesinqumo sakhe sokucela uCasper Nyovest esitikini usomabhizinisi waseMgungundlovu, uPhumlani Njilo, osanda kungqimuza isihlabani somculi weHip Pop, uSiyabonga Nene, odume ngelikaBig Zulu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMpofana Heroes Cup nenhloso yokuvundulula ikhono endaweni yaseMooi River

Ihlose ukuqeda isihlava sokuhlunyezwa kwezidakamizwa, amacala okushaya nokuveza ikhono, iMpofana Heroes Cup edonsa izinkumbi zamaqembu aqhamuka ezindaweni ezahlukene esifundazweni saKwaZulu-Natal (KZN).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here