Ezase-Afrika

I-Uganda yeseka iM23 eCongo: i-UN

Amasosha ase-Uganda asekele iqembu lamavukelambuso iM23 elisebenzela empumalanga yeDemocratic Republic of Congo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amaqembu alwela amalungelo eKenya akhala ngokuthunjwa

Inqwaba yabantu baseKenya ibhekene nokuthunjwa okufanayo emasontweni amabili edlule, kusho izinhlangano ezilwela amalungelo abantu, ezisola ukuboshwa ngokungemthetho kwabantu  kwezobunhloli baseKenya.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Awathelelani amanzi awaseSudan yize kade eseCairo

Amaqembu ezepolitiki aphikisanayo eSudan ahambele ngokusemthethweni izingxoxo zokubuyisana eCairo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sekubhubhe abaningi eKenya ngenxa yemibhikisho yentela

Bekunenqwaba yamaphoyisa enhlokodolobha yaseKenya iNairobi ngoLwesibili lapho amaphoyisa odlame ezulazula emigwaqweni esebenzisa isisi esikhalisa unyembezi ukuhlakaza amaqeqebana ababhikishi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kushone abahlanu ababhikishi bengena ePhalamende

UMengameli waseKenya, uWilliam Ruto, izolo uthe ezokuphepha "yinto eza kuqala kuye" ngemuva kwemibhikisho ephikisana noMthethosivivinywa wokukhushulwa kwentela osuphenduke udlame, nalapho amaphoyisa edubula ababhikishi abebezama ukugasela eSishayamthetho, kwashona okungenani abahlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMalawi imemezele isikhathi esiyizinsuku ezingama-21 sokuzila

UMengameli waseMalawi uLazarus Chakwera usememezele isikhathi sokuzila sezinsuku ezingama-21 kulandela ukushona kwePhini likaMengameli wezwe uDkt Saulos Chilima.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-Afrika izokhiqiza inikezele eyayo imithi yokugoma

I-Afrika izoqhubeka nokuzikhulisa ukuze ikwazi ukukhiqiza imithi yokugoma. I-Egypt ihamba phambili ngokuba ngelinye lamazwe abambe iqhaza ekwenziweni kwemithi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USekela Mengameli uphangalale nabayi-9 endizeni eMalawi

Emuva kwamahora angama-25 kuthungathwa indiza ebithwele iSekela likaMengameli eMalawi nabanye abagibeli, izolo ekuseni igcine itholakele lapho iphahlazeke khona.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMHLABA UWUHLABA INHLALI: Kuduke indiza noSekela Mengameli waseMalawi

Abantu baseMalawi basahlalele ethembeni lokuthi izotholakala indiza eduke emoyeni kukhona kuyo abantu abayisi-9 neSekela likaMengameli lakuleliya lizwe uMnu uSaulos Chilima.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ISomalia iqokelwe ubulungu boMkhandlu Wezokuphepha Wezizwe Ezihlangene

ISomalia iqokwe ukuthi isebenze kuwo uMkhandlu Wezokuphepha Wezizwe Ezihlangene (UNSC) njengelungu elingelona elangunaphakade iminyaka emibili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abase-USA nabaseBritain amacaleni okuzama ukuketula umbuso eCongo

Abamangalelwa abangaphezu kwama-50, okuhlanganisa abayisithupha abanobuzwe base-USA, eBritain, eCanada naseBelgium, bavele enkantolo yaseDRC ngoLwesihlanu bebhekene namacala okuba nengxenye ekuketulweni kombuso okubhuntshile namanye amacala anesigwebo sentambo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ababhikishi eTunisia bafuna usuku lokhetho olunobulungiswa

Amakhulu ababhikishi ahlangane enhlokodolobha yaseTunisia ngeSonto efuna kukhululwe izintatheli eziboshiwe, izishoshovu kanye nezikhulu zamaqembu aphikisayo, kanye nokunqunywa kosuku lokhetho lukamengameli olunobulungiswa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Oshayasibhamu badlulisa umyalezo kuHulumeni ngemindeni yabathunjwa

Oshayasibhamu abathumbe abantu abayi-105 enyakatho ntshonalanga yeNigeria ngesonto eledlule kuvela ukuthi abafuni ukukhokhelwa imali yesihlengo kodwa bafuna ukuxoxisana noHulumeni wesifunda iZamfara.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-UN inxusa amaqembu alwayo eSudan abe nezingxoxo zokubekwa kwezikhali phansi

UNobhala Jikelele weNhlangano Yezizwe (UN) u-Antonio Guterres usenxuse zonke izinhlangothi eSudan ukuthi ziyeke ngokushesha ukulwa futhi ziqale kabusha izingxoxo zokubeka phansi izikhali ngaphandle kokubambezeleka okwengeziwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abafundi abayisishiyagalolunye basenyuvesi yaseNigeria bathunjiwe

Abafundi abayisishiyagalolunye bathunjwe oshayasibhamu enyuvesi yaseKogi esenyakatho neNigeria, kusho uHulumeni Wesifundazwe ngoLwesihlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izingxoxo zaseMali ziphakamise ukubusa kombutho eminye iminyaka emithathu

Abahlanganyeli engxoxweni kazwelonke yaseMali ngoLwesihlanu bancome ukwelulwa kwenguquko eholwa amasosha eya entandweni yeningi ngeminyaka emithathu futhi kuvunyelwe umholi weJunta u-Assimi Goita ukuthi angenele ukhetho ekugcineni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ITunisia isibophe isishoshovu samalungelo abafuduki

Umshushisi womphakathi waseTunisia ngoLwesibili ubophe uSaadia Mosbah, isishoshovu esidumile futhi esiyinhloko yenhlangano engekho ngaphansi kukahulumeni evikela amalungelo abokufika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-African Union ibuthaka kakhulu: uMbeki

OwayenguMengameli uMnu Thabo Mbeki uthi i-African Union (AU) ibuthaka futhi ayikwazi ukubhekana nezinselelo ezikhona ezwenikazi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IPhalamende laseTogo ligunyaze ukuguqulwa koMthethosisekelo

Abenzimthetho eTogo bagunyaze izinguquko kuMthethosisekelo wayo oxhumene nemikhawulo yamahlandla kaMengameli kanye nendlela okukhethwa ngayo omengameli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
0
AbaseNiger bafuna amasosha ase-USA eshaye isishwaphana sawo

Izinkulungwane zingene emigwaqweni yenhlokodolobha yaseNiger izolo zifuna kuhambe amasosha ase-USA.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UBHUBHANE: Ukuthunjwa kwezingane zamantombazane kudla lubi eNigeria

Inkinga yokuthumba enyakatho yeNigeria ilahlekisela amantombazane imfundo njengoba abazali bekhetha ukuphepha kunesikole.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IRwanda isendleleni yentuthuko kusukela kwaqothulwa uhlanga: Kagame

UMengameli waseRwanda uPaul Kagame ekhuluma nabezindaba eKigali uthe izwe ligxile ekuzithuthukiseni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkantolo Ephakeme e-Uganda nomthetho wabathandana nobulili obubodwa

INkantolo YoMthethosisekelo yase-Uganda inqabile ukusula noma ukumisa umthetho omelene nabathandana nobulili obubodwa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IKHASI ELISHA : Kulokhu umbeki wenkosi ubusa nayo

UNdunankulu omusha waseSenegal u-Ousmane Sonko ungusopolitiki ovutha engabaselwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here