Kuzwisa ubuhlungu ukubona aboHlanga bengene shiqe ezikweletini ezidalwe ukubolekwa kwemali ukuze kukhokhelwe imfundo ezikhungweni zemfundo…...
AmaNdiya asibona isidingo sezempilo ngokuba aphose esivivaneni ekwakhiweni kwesibhedlela ngaphambi kokuba kube uHulumeni wesifundazwe owawusabizwa…...
Abanankinga nalokhu Uma umnumzane womuzi eseshaya ngesudi yesele kusuke sekunzima egcekeni lomuzi. Kusuke sekwenziwa izinto…...
Emasontweni amabili kuya kwamathathu edlule kuke kwaba khona imvunge nokukhononda kwamaciko ngodaba lomculo wombhaqanga. Amanye…...
Ukubaluleka kwesikhathi kuyinto enganakekile kwabaningi, ikakhulu kubantu abasha. Kulula kwabaningi ukudlala ngethuba nesikhathi abanikwe sona.…...
Ababhali uGavin Maasdorp no-A.S.B Humphreys bencwadi iFrom Shantytown to Township: An Economic Study of African…...
Bazwelana noMolefi Ntseki Uzame kakhulu sengifisa u-Ernst Middendrop manje ngiyazi iBafana Bafana ingehluleka kowamanqamu, siwabonile…...
Kusukela emandulo bakhona abaholi ababengayanga esikoleni kodwa ubuhlakani babo namanje buyaziwa Kusukela emandulo ipolitiki ingakabi…...
Njengoba umhlaba ubugubha uSuku Lofuba (World TB Day) mhla zingama-24 kuNdasa wezi-2021, ngeshwa kunesidingo sokuthi…...
Impi phakathi kwaboHlanga iyadabukisa futhi iyethusa. Bengithi isitha sowoHlanga ubunzima kanye nenhlupheko abhekene nayo. Angikholwa…...
Umlando uqala ngenkathi umuntu eqaphela okwenzeke ekubona ngamehlo, ekuzwe ngezindlebe nakufundile ndawana thizeni bese eqaphela…...
Akukho abakwenzile Akekho okwazile ukuguqula abelungu bahlula uMashaba, bathi akathathe imali alungisele abamhlophe wanqaba kwabe…...
Lokhu kubonakala ngeziteleka eseziqalile eGoli okungangabazeki ukuthi zizokwenabela nakwezinye izifundazwe Selokhu ngaqala ukusebenza nabaholi bezitshudeni…...
Kuyohlale kukhumbuleka iNgonyama uZwelithini kaBhekuzulu, kaSolomon igqama ngamaqhaza amaningi isadla anhlamvana nazohlala egqamile njengezinye iZingonyama. …...
Esikhathini lapho khona imfundo ibonakala sengathi ayibasizi aboHlanga, ngifisa ukuveza ukubaluleka kolwazi. Enye yezinto ezenza…...
INdlondl’enophaphe’ekhanda Ndaba kawulalele lomunt’omemezayo Umemeza sengathi uyakhala Ukhal’isililo Uth’igula likaJama lichithekile Lichithwa yiNgqwel’endala Ngeyakithi kwaMalandela…...
Bathi bekufanele kungasetshenzwa Kona uZulu kumele azile wonke. Ukube uZulu ubenabagqugquzeli bekufanele kube nombuthano…...
Indaba ikubabhali abehluleka ukuhlala emongweni wokubhala ngobuchule nokuba ngabantu abaphila nabantu Esikhathini esingeside kakhulu…...
Okubalulekile ukuthi umuntu ahlolwe ngokushesha angalindi uma ebona ukuthi kunento engalungile emehlweni akhe Isonto lomhla…...
Eminyakeni eyela eshumini ngisenyuvesi kuyadabukisa ukubona abafundi, ikakhulu aboHlanga, bebhikisha njalo ngaphambi kokuba baqale izifundo…...
Kuyacaca ukuthi izinto ezindala okubukeka sengathi zintsha njengoba zagqama ngowezi-2000, zibhalwe ekhasini lama-62 nelama-63 kube…...
Bathi uNgcolosi uyihlabe esikhonkosini Uqinisile libe nomthelela omubi kakhulu kusikompilo lomuntu. Ukukuqonda lokhu kudinga…...
Osopolitiki nsukuzaphuma bayawushaya ungqimphothwe kungabi ndaba zalutho Abantu kanjalo nabaholi baseNingizimu Afrika bayaziwa ngokuba ngamaqhalaqhala.…...
Lolu hlelo thina ma-Afrika aseNingizimu Afrika alusisebenzeli njengoba luhlomulise iBritain ngempumelelo enkulu Phakathi kweminyaka yama-264…...