Ashabalele amathemba abewake ezandleni zeNkantolo Enkulu eGoli uMnu uJacob Boy Mamabolo oshaywe ngesithende yiqembu lakhe i-ANC ohlwini labaya ePhalamende.
Udedelwe ngebheyili obenguSomlomo wePhalamende uNkk uNosiviwe KaMapisa Nqakula yiNkantolo yeMantshi ePitoli.
Incwadi esabalaliswe kwabezindaba nasezinkundleni zokuxhumana seliyoshona ilanga layizolo ebhalwe nguNkk uNosiviwe KaMapisa Nqakula yokushiya isigubhukane…...
Lithe liyozilahla konina bese ememezele ukuthi uyashiya esikhundleni sikaSomlomo nokuba yilungu lePhalamende uNkk uNosiviwe Mapisa-Nqakula.
UKaMapisa ngesonto eledlule unede wezwa ukuthi ziyamnuka nokuthi angahle akhalelwe ngamasongo kaSigonyela waphikelela enkantolo eyovimba ukuboshwa kwakhe ngelithi uboshelwe amanqina enyathi.
Kungakapheli namahora angama-24 iNingizimu Afrika igubhe usuku Lwamalungelo Abantu oluqhakambisa uSomqulu Oqukethe Amalungelo Abantu, iBill of Rights,…...
Ngabe uMengameli we-ANC uzama ukuziveza njengomelene nenkohlakalo ebuholini bakhe noma kusewumkhankaso weqembu njengoba kuyiwa okhethweni.
Yize isikhala se-Economic Freedom Fighters (EFF) besigqamile ngesikhathi sosuku lokuqala lenkulumompikiswano kumalungu ePhalamende eCity Hall eKapa, amanye amaqembu aphikisayo abonakale ekhipha amangwevu avamise ukuqhamuka ngakuMnu uJulius Malema.
Noma ngabe ukhuluma nesizwe njengoMengameli wezwe noma weqembu, iqiniso lithi lo nyaka ngowokhetho.
Bantu bakaBaba, Ezinsukwini ezintathu ngibe nethuba lokukhuluma phambi kweSishayamthetho saKwaZulu-Natal. Lokhu beku ngokokuqala kusuka ngangena…
Amaqembu aphikisayo ashaya amakhala ngemali ezosetshenziswa aveza ukuthi kuhle kuqale enye inkohlakalo eqenjini elibusayo ngoba…
Emphakathini jikelele, abatshalizimali kuya kosomabhizinisi ugesi yiwona owenza kuqhubeke umsebenzi nempilo engcono.
USomlomo wePhalamende, uNkk uNosiviwe Mapisa-Nqakula, usenqume ukukhipha uSolwazi uRichard Calland esigungwini esizophenya ukuthi bukhona yini…...
Uma iPhalamende liphasisa uMthethosivivinywa Wokuchitshiyelwa Kwezokhetho ngendlela ekuyona njengamanje, kuba sengozini yokuthi isichibiyelo siphikiswe enkantolo.…...
UKhongolose ubufuna aqokwe njengoSomlomo. Lokhu njengezifiso zawo kwenzekile, umbuzo uthi lona izwe lizozuzani kulokho.
Uthi abantu abangakhathazeki ukhona usenhlabathini futhi usacija nabanye abaholi abasebasha Kupolitiki bahlale bekhona abantu abayisithako…...
Isabelomali sezwe sidingidwa futhi sigunyazwe yiPhalamende. Minyaka yonke ophathiswe uMnyango Wezezimali wethula isabelomali ePhalamende bese…...
Itshe ligaye ngomunye umhlathi kulokhu ngesikhathi uhlaka olumele omasipala kuleli iSouth African Local Government Association…...
Ikomiti lePhalamende livule amasango ukuthi kwenzeke noma yini ngo-Adv uBusisiwe Mkhwebane Njengawo wonke amaqembu epolitiki…...
Kube ngokokuqala ukuthi imbongi ehaya uMengameli kube ngeyesizwe samaKhoisan INGCINDEZI ephuma kuhlaka oluzimele olumele aMakhosi…...
NGONHLABA wezi- 2017, amalungu ePhalamende likazwelonke ahlangana adingida udaba lokuxhaswa kwemboni yamatekisi. Lena kwakuyinkulumompikiswano yokucebisa…...
UKWANDA kwamaqembu ezigelekeqe esifundazweni iWestern Cape nasePort Elizabeth kwagcina kuphoqe uNgqongqoshe Wamaphoyisa uMnu uBheki Cele…...
IZIGAMEKO zobugebengu nokuzithathela umthetho okuvulwe ngazo unyaka wezi-2019 sezinyakazise nePhalamende okuphoqile ukuthi iKomidi loMnyango Wezamaphoyisa…...
UKUBAMBEZELEKA kokusebenza emaHhovisi oMnyango Wezasekhaya ezweni kuthiwa kudalwa abasebenzi abasebenzisa amaselula ngesikhathi sokusebenza bagcine sebekhohliwe…...