UMaphumulo uyintatheli yezemidlalo.
NgoLwesine olwedlule umqeqeshi weqembu lesizwe iBafana Bafana uMolefi Ntseki ubebhekwe ngabovu njengoba bekumele amemezele iqembu…...
UCristiano “CR7” Ronaldo uphinde wehluleka ukusiza iJuventus FC ekutheni inqobe umqhudelwano omkhulu wamaqembu kanobhutshuzwayo emhlabeni…...
Ubonga umqeqeshi wakhe umdlali womphebezo osehlonishwa umhlaba wonke ngokumkhuthaza ngokuthi angawuyeki lo mdlalo. UNovak Djokovic…...
Umnikazi weRichards Bay FC egijima kuGladAfrica Championship League, uSfiso “Jomo” Biyela, uthi ubengakulindele ukuthi iqembu…...
Luqhubekile lwagadla ukhuvethe emdlalweni wombhoxo wabesifazane. Lokho kwenzeke emva kokuthi inhlangano ephethe lo mdlalo emhlabeni…...
Ufuna ukuzifaka emabhukwini omlando uSbonelo “Tough Guy” Khwela ongumdlali womdlalo wokugwedla, iCanoeing. UKhwela ufuna ukuqopha…...
Ukuhlabana kwakhe neqhaza alibambile ekuthuthukiseni ezemidlalo kumlethele leli thuba eliyingqayizivele Lilokhu liqhubekile nokuba sematheni igama…...
Kuzoqinisekiswa ukuthi imigomo yemvalelwakhaya izolandelwa njengoba izethameli nezikhulu bezobe bengekho Ubona sekungaba umlingo ongavimba izimpi…...
Impumelelo yomlolongi weqembu ilele ekukhalipheni kwakhe nasekwazini ukuhlanganisa uhlobo lwabadlali anabo akhiphe ulozolo Noma kuthiwa…...
Akafuni nakancane ukuthi lumphazamise ukhuvethe kulo nyaka u-Israel Temitayo Odunayo Adesanya. U-Adesanya olwa ngaphansi kwe-Ultimate…...
Kuke kuthi uma umuntu enze into kuthi ekugcineni esezisola kuthiwe, “Uzigwaze ngowakhe”. Kubukeka kuyinto efanayo…...
Uzoqhubeka ahole iqembu lesizwe lekhilikithi labesifazane uSune Luus njengoba kulimele ukaputeni walo uDane van Niekerk.…...
IKaizer Chiefs ithembisa ukuvuka izithathe emqhudelwaneni iCAF Champions League. NgeSonto eledlule ibhaxabulwe kabuhlungu ngamagoli amane…...
Lowo owayeyisitobha se-Orlando Pirates neBafana Bafana uSiyabonga “Nsimbi” Sangweni, ukhale ngomqeqeshi waqembu lesizwe lakuleli labesilisa…...
Kulokhu uqokelwe ukumela iNingizimu Afrika emqhudelwaneni wezinsuku ezine omkhulukazi ezwenikazi i-Afrika UMichael Dladla ongumqeqeshi kaThabiso…...
Ngaleli thuba alitholile uzimisele ukwenza kahle ukuze asize iqembu lakhe nelesizwe laseNingizimu Afrika UDesiree Ellis…...
Amehlo abathandi bakanobutshuzwayo emhlabeni wonke jikelele azobe ethe njo emidlalweni yeligi yase-England, i-English Premier League…...
USaul “Canelo” Alvarez uthi ngeke alibone elidlalayo u-Avni Yildirim uma sebetholene eriningi ngoMgqibelo kusihlwa. Le…...
Angenile izolo kubio-bubble amabhokisa azoba yingxenye yomqhudelwano ohlelwe iStarline Boxing Promotions. Ibio-bubble, okuwuhlelo lokugwema ukutheleleka…...
Iqembu lasesifundazweni iKwaZulu-Natal AmaZulu FC lizimisele ngokwedlulela esigabeni esilandelayo emqhudelwaneni womkhumulajezi iNedback Cup. Leli qembu…...
Kuze kube imanje izinhliziyo zabadlali beqembu eligijima ku-ABC Motsepe League esifundazweni iKwaZulu-Natal, iGreenWood Park (GWP)…...
Kunesisho sesiZulu esithi, “Okungapheli Kuyahlola”, lokhu kusho ukuthi ayikho into engapheli. NgoLwesine ekuseni ngeledlule ngibukele…...
Kuze kube yimanje ubudlelwano phakathi kwakhe noMosimane busebuhle futhi bahlezi bedodisana Ukusebenza ngaphansi kukaPitso “Jingles”…...
Njengabo bonke abasemkhakheni wezemidlalo ukhuvethe luyiphazamise kakhulu kodwa lokho ngeke kuyithene amandla Akusiyo into…...