Kuthe mzukwana ziyisi-8 kuLwezi ngowezi-2019, uHulumeni waseNingizimu Afrka wakhipha ibhuku elisibuyekezo sokuthi izwe selihambe kangakanani…...
Enye insizwa yakwaNgidi (engasekho) eyayiphethe iHhovisi elengamele izindaba zezisebenzi kwenye yezinkampani ezinkulu eyenza insipho nezimonyo…...
“Uma sizogxila kulezi zinhloso, uma sizosebenza ngenkuthalo nangokuzimisela, futhi uma sizobambisana namanye amazwe ase- Afrika,…...
E-United States of America, kwenzeke obekulindelekile ngesikhathi iNdlu Yesibili ngoLwesithathu ithola uMengameli uTrump engenacala. Lokhu…...
Eduze kwayo yonke indoda ephumelelayo empilweni kusuke kukhona owesifazane oqotho eduze kwayo. Lokhu kubonakale empilweni…...
Abafundi abasezikhungweni zemfundo ephakeme kulindeleke ukuthi babe yisibani esizokhanyisela isizwe eminyakeni ezayo. Ngabaholi bakusasa emikhakheni…...
Isilala obenyoni iMeya kaMasipala i-Alfred Duma uVincent Madlala (osesithombeni), eMnambithi, kulandela ukubulawa ngesihluku kukaMnu uMthobisi…...
Likhala ngokwenzelwa phansi ngabezobulungiswa iKhansela le-Inkatha Freedom Party (IFP) kuMasipala waKwaDukuza elahlaselwa umphakathi waseNtshawini walishisa…...
Inkakha yezokuthwebula izithombe uSiyabonga Msizi Meyiwa waKwaMashu akalilahlile ithemba lokuthi umkhakha wezokuthwetshulwa kwezithombe uyogcina ubasebenzela…...
Kunoma yisiphi isizwe siyafika isikhathi sokuzibuza ngomongo waso. Lo mongo kusuke kungumlando waso, izigemegeme zokunqoba,…...
Uyafunga uyagomela uMvikeli woMphakathi, u-Advocate uBusisiwe Mkhwebane, uthi angeke aye phansi kungendlelwe. Muva nje usejikelwe…...
Uma unezingane ekhaya, uzokwazi ukuthi ziwathanda kangakanani amamafini, kanye namaqebelengwane. Ngiyacabanga isizathu salokhu ukuthi kulula…...
Kungabe umfuna kwezemidlalo, ezamasiko nobuciko uyomthola elapho uMnu uJohn Teele Ramaota. Kumanje nje uzinze eClermont…...
Iciko lakwaNongoma, uMfazi Omnyama wake waba neculo nayilapho ayenxusa khona ukuba itshitshi likhule, likhule lize…...
Kwabaningi bekunethemba lokuthi unyaka wezi-2020 uzoba ngongcono kupolitiki yesimomazwe. Bekunesizathu salokhu kwazise owedlule (2019) uphele…...
Kuyaqhubeka ukuntengantenga komnotho emhlabeni jikelele, ikakhulukazi emazweni afana neNingizimu Afrika. Leli yizwe elaziwa umhlaba wonke…...
Kunesisho sesiZulu esithi umbala wenkomo ucaca enkonyaneni. Uma ulandela umlando, ubushabasheki, ukuhlukumezeka, impokophelo, ukuhlabana, ukugqama…...
Babona ingozi oMnu uGary Aniroodh iphoyisa kanye noMnu uMickey Mncwabe ongumphathi womtapowolwazi iDon Africana kuMasipala…...
Izinhla zansuku zonke zenhlangano iCentral Energy Fund ziveza ukuthi kusebenzeke kangconywana kulezi zinsuku okuzokwenza kwehle…...
Ibhuku elikhuluma ngomholi ongasekho wePan Africanist Congress, uRobert Mangaliso Sobukwe elethulwe ngabashicileli bakwaJonathan Ball ngasekupheleni…...
Yize iKaizer Chiefs izitholile izipho zokuthi ibigubha iminyaka engama-50 ngeledlule, kodwa esikhulu kakhulu ilesi esithole…...
Isizwe sakwaMandlakazi ngeseNkosana yaseKhohlwa loBukhosi bukaZulu. UMandlakazi yigama lo muzi woMntwana uSojiyisa kaJama. Lo muzi…...
NguMgqibelo, emini yantambama, likhipha umkhovu etsheni ilanga. KusePinetown, entshonalanga yeTheku lapha esikhona. Sisendaweni ejwayelwe ngabathandi…...
Ubuchopho isitho esibucayi esiqoqeke ndawonye ngale ndlela yokuthi uMvelinqangi wasakha savikeleka ngokwehlukile kwezinye izicubu ezisemzimbeni.…...