Uqophe umlando e-Arab Emirates ngokuba ngusomkhathi wesifazane wokuqala kuleliya lizwe uNoura Al-Matrooshi. Lona wesifazane ungomunye…...
Isishoshovu sentando yeningi eHong Kong uNathan Law (osesithombeni), sithe sikhoseliswe ngokwezepolitiki eBritain lapho safika khona…...
UMnu u-Alexei Navalny, ongumphikisi ovelele kaMengameli uVladimir Putin, uboshwe ngaphansi kwezimo ezifana nokuhlukunyezwa futhi okungenzeka…...
UMengameli uJoe Biden kuvela ukuthi uzokhipha imiyalelo kaHulumeni ukuzama ukubhekana nodlame lwezibhamu olusabalele kuyo yonke…...
UMengameli wakuleli lizwe u-Abdel Fattah al-Sisi, ngeledlule ukhuze i-Ethiopia ngosongo lokungqubuzana olukhona mayelana nedamu layo…...
Ukungqubuzana emngceleni phakathi kwabohlanga lwama-Afar e-Ethiopia kanye nesifunda iSomali kubulale okungenani abantu abayikhulu, lokhu kushiwo…...
UHulumeni wakuleli zwe ngeledlule uthe amasotsha asolwa ngokudlwengula okungenani abantu abathathu eNiger okuhlanganisa phakathi nentombazane…...
Ukungezwani kweChina ne-USA kufinyelele kwelinye izinga kuleli sonto njengoba ukungaboni ngasolinye odabeni lwaseTaiwan kwenze iBeijing…...
Emveni kwezinyanga iChina inikeza abantu bakuleli lizwe umgomo wokubavikela okhuvetheni, lolu hlelo seluvulelwe nabantu bakwamanye…...
Amazwe akhelene neJapan – okubalwa kuwo neChina – asezibandakanye nezishoshovu ezilwela ukuvikeleka kwemvelo kanye nabadobi…...
NgoLwesibili I-United States of America (USA) neNorth Atlantic Treaty Organization (NATO) bazwakalise ukwesekwa kwabo i-Ukraine…...
NgoMsombuluko oNgqongqoshe Bezangaphandle eRussia nase-Egypt babenomhlangano wokuqinisa amaxhama kwezokuhwebelana kanye nokunye okuwahlanganisayo lawa mazwe. Okugqamayo…...
I-Iran isola isandla semfene kulandela ingozi yokuqhuma kwesikhungo iNatanz esicwaninga ubuchwepheshe beNuzi. Le ngozi eyenzeke…...
Asingabazi ngokuthi abaphathi beNobel Peace Prize, ukube babazi ukuthi uNdunankulu u-Abiy Ahmed wase-Ethiopia kanye noMengameli…...
UMnu uPeter N’Guila ngaphambilini wayengenankinga yokondla umndeni wakhe wabathathu ngomholo wakhe kepha njengoba amavukelambuso ehlasele…...
ABehluleli bokudluliswa kwamacala eNkantolo Yezobugebengu Yomhlaba (International Criminal Court) bakusekele ngeledlule ukulahlwa yicala kowayengumholi wamasosha…...
Inxusa lase-Ethiopia ku-United Nations lithe izwe lalo linengqubomgomo yokungabekezeleli nhlobo amacala ezocansi futhi noma ngubani…...
IChina ithe izibophezele ukusebenzisana namanye amazwe ukulwa nobubha emhlabeni. UHulumeni ushicilele lo mbiko obungaza impumelelo…...
UNgqongqoshe Wezangaphandle eChina uWang Yi, usenxuse i-USA ukuthi ilihloniphe izwe lakhe, egcizelela ukuthi uma kunesidingo…...
Indlela iChina ebhekane ngayo nokhuvethe isize leli lizwe ukuthi likwazi ukuphinda futhi likhulise umnotho walo…...
UMengameli wakwa-Israel uReuven Rivlin useqoke uBenjamin Netanyahu (osesithombeni) njengozokwakha uHulumeni omusha kuleli lizwe. NgoLwesibili lo…...
Buyaqhubeka nokuba yindida ubudlelwano be-European Union (EU) neTurkey. UMengameli weTurkey uRecep Tayyip Erdogan, useqale phansi…...
IJordan izithola isendaweni engayejwayele kulandela ukuboshelwa endlini kweNkosana uHamzah bin Hussein esolwa ngetulo lokuketula umbuso…...
Ofakazi abazibonele bathi abezokuphepha eMyanmar bavulele ngenhlamvu emngcwabeni ngeSonto ngesikhathi abantu ezweni lonke behlangene ukuyokhalisana…...