UPapa uFrancis (osesithombeni) uhole inkonzo yamasundu eSt. Peter’s Basilica enkonzweni ebinabantu abambalwa ngenxa yokhuvethe. Kulokhu…...
Umbhali odumile wase-Egypt ophinde abe ngudokotela wezifo zengqondo uNawal El Saadawi, udlulile emhlabeni eneminyaka yobudala…...
UMengameli omusha waseTanzania uSamia Suluhu Hassan ngeSonto uyalele ukumiswa emsebenzini kwenhloko yeziphathimandla zamachweba ngezinsolo zenkohlakalo…...
IChina isemkhankasweni wokuzama ukubeka uHulumeni ozothembeka kuyo eHong Kong emva kwemibhikisho enodlame ewise umnotho yadala…...
NgoLwesithathu kugasele amadoda ahlomile edolobheni iBaghdad eshumayela elokuthi umbutho wezempi wase-United States of America (USA)…...
Ngomlomo weHhovisi lwakwaNdabazabantu, inhlangano i-European Union (EU) isikhumbuze iTurkey ngesivumelwano sangowezi-2016 sokwamukela abokufika abazojikiswa eGreece.…...
Ayivumi ukugudluka inkinga yokukhaphelwa ngamalungu eSishayamthetho kuHulumeni omusha eKuwait oholwa uSheikh Sabah Al-Khaled Al-Hamad Al-Sabah.…...
UHulumeni kanye neqembu elikhulu lamavukelambuso elivela ezintabeni zaleli lizwe eliseningizimu yeNuba ngeSonto basayine umqulu ovula…...
Umbiko wethimba leWorld Health Organization ebeliphenya imvelaphi yokhuvethe ushiye imibuzo eminingi ngokuqubuka kwaleli gciwane kunezimpendulo.…...
IChina isisole i-USA ngokusebenzisa udaba lwaseXinjiang ukuzama ukudala uthuthuva nesimo sokungazinzi ngaphakathi kuleli lizwe ukuzama…...
Amadoda ahlomile abulale umkhuzi wamasosha wasempumalanga yezwe owayefunelwa amacala ezempi ngesonto eledlule, lokhu kushiwo ngabezempilo.…...
UMengameli uTayyip Erdogan ukhiphe leli zwe esivumelwaneni samazwe omhlaba esenzelwe ukuvikela abesifazane, lokhu kushiwo uHulumeni…...
Abaphikisana nokuvukelwa kombuso eMyanmar baphinde babhikisha ngoMgqibelo kanti nengcindezi yamazwe omhlaba iyakhula ukuphoqa ubuholi bamasosha…...
UMbusi waseSao Paulo ubize uMengameli uJair Bolsonaro “njengomholi ongaphilile ekhanda” okube wukugxekwa okunzima kukaMengameli mayelana…...
Iziphathimandla zaseThailand ngoMgqibelo zimise iziqukathi kanye nocingo olunameva njengezithiyo engxenyeni endala yaseBangkok eduze kweGrand Palace…...
UMengameli waseCongo uDenis Sassou Nguesso kubukeka esafuna ukwandisa isikhathi sakhe esihlalweni okhethweni lwangeSonto lapho ethembise…...
IChina isigxeke i-USA ngodaba lokucwasa ngokwebala, ukungalingani ngokwempilo yabantu emphakathini kanye nendlela uHulumeni wakhona osingethe…...
IChina kuleli sonto ithumele umyalezo wokuthi izimisele ukusebenzisana ne-USA kodwa ngeke idansele isiginci sayo emva…...
Kufufusa umbimbi lwamaqembu azigqaja ngenzondo yabokufika nezinkonkoni kwa-Israel kulandela ukhetho lukazwelonke. NgoLwesibili leli lizwe belinokhetho…...
I-United States of America (USA) namazwe ase-Europe sebevumelene ukuthi kumele baqondane ngqo neChina eziphatha umathanda.…...
Ucwaningo lwakamumva luthole ukuthi ngesikhathi abafundi baseChina bekulangazelele ukuyofunda phesheya, bakhathazekile ngokuthi ubudlelwano obungebuhle phakathi…...
UMengameli omusha waseTanzania uSamia Suluhu Hassan uthi leli lizwe kufanale libumbane futhi ligweme ukukhombana ngeminwe…...
Umholi osabambile kuHulumeni womphakathi uthe uzofuna ukunikeza abantu ilungelo elingokomthetho lokuzivikela njengoba isibalo sabantu ababulawa…...
Izenzo zaseTurkey kumele zikhombise ukuhambisana nemigomo kanye nezinhloso ze-Egypt uma leli lizwe lifuna ukuthi ubudlelwano…...