Ulaxaze isikhundla emasosheni ngezizathu zokuphepha

Umkhuzi webutho laseKenya elisungulelwe ukulwa nodlame lwamasosha empumalanga yeDemocratic Republic of Congo uthe wesulile esikhundleni ngenxa yokuphazamiseka kokusebenza kwakhe nokusabisa ukuphepha kwakhe, nokwengeza nokungabaza ngokuthi ngabe lolu hlelo lungasebenza yini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Hleze kuqubuke abanye ababaleki ngenxa yempi eSudan

I-United Nations Refugee Agency (UNHCR) manje isixwayisa ngokuthi abantu abangaphezu kwezi-800 000 bangase babaleke eSudan ngenxa yempi eqhubekayo phakathi kwamaqembu amabili amasosha njengoba uNobhala Jikelele ethumele iNhloko yakhe yosizo kulesi sifunda ngempelasonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPutin uyipheka ngomhluzi wenye empini eqhubeka e-Ukraine

Umnyango Wezokuvikela eRussia ngeSonto uthe amasosha awo athathe indawo eyengeziwe eBakhmut njengoba beqhubeka nenhloso yalelizwe yokuthatha iDolobha ngokugcwele.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
U-Ahmed nemizamo enqala yokubuyisa uzinzo e-Ethiopia

UNdunankulu wase-Ethiopia u-Abiy Ahmed kanye neqembu lamavukelambuso i-Oromo Liberation Army (OLA) baqale izingxoxo zokuthula eTanzania ngoLwesibili, kusho izinhlangothi zombili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umkhokha wokungqubuzana kwabaholi eSudan useyiva elingabanguleki

Umkhokha wokuphendukelana kwabaholi eSudan kuze kufinyelele ekuchithekeni kwegazi wangena kudala.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Yize ephikwa yizinto u-Odinga usayivubela eKenya

Umfelandawonye wamaqembu aphikisayo eKenya uzimisele ukuxoxisana nohulumeni mayelana nezinguquko zokhetho kanye nezindleko eziphakeme zokuphila, ngenkathi uphinda uqala imibhikisho, kusho umholi weqembu eliphikisayo uRaila Odinga.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isingenwe nayizinhlangano zamazwe omhlaba eyempi eSudan

Amasosha aseSudan abonakale ephumelela ngeSonto emzabalazweni nezimbangi zawo ezihlomile, ngesikhathi eshaya izisekelo zawo ngohlaselo lomoya (airstrikes), kusho ofakazi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kubanjwe umoya ngesimo esimanzonzo e-Amhare

Kuzwakale ukuqhuma kwezibhamu okungenani emadolobheni amabili esifundeni sase-Amhara e-Ethiopia ngeSonto njengoba izinkulungwane zibhikishela umyalelo kahulumeni kazwelonke wokuhlanganisa amabutho akhethekile esifunda emaphoyiseni noma embuthweni wezwe, kusho izakhamuzi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPutin uzoqinisa ubuhlobo neBelarus ngokuyivikela ezitheni

U-Alexander Lukashenko, uMengameli waseBelarus, utshele uNgqongqoshe wezokuvikela waseRussia ngoMsombuluko ukuthi ufuna iziqinisekiso zokuthi iMoscow izolivikela izwe lakhe uma lihlaselwa, kubika abezindaba zeBelTA ezingaphansi kukahulumeni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abafuni ukugoba uphondo abaphikisayo eKenya

Ababhikishi bajikijele amaphoyisa ngamatshe enhlokodolobha yaseKenya kwathi abahlaseli bashisa ihhovisi eliphethwe yiqembu likamengameli edolobheni elisentshonalanga ngoLwesine ngesikhathi kuqhubeka imibhikisho yesithathu ebihlelwe abaphikisi bakhe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kugqame inhlese yokukhalinywa kwabezindaba eBurkina Faso

IBurkina Faso isixoshe izintatheli ezimbili zaseFrance ezisebenzela amaphephandaba iLe Monde neLiberation, kusho lamaphephandaba amabili ngeSonto, esola iziphathimandla ngokuzama ukucindezela inkululeko yokukhuluma ngokuhlaselwa okukhulayo kwabezindaba zangaphandle.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-UNSC-1973: Isinqumo esabhubhisa izwe

Mhla zili-17 kuNdasa we-2011 umhlaba wonke, ikakhulukazi i-Afrika yashaywa ngemfe iphindiwe yi-United Nations ngesinqumo eyasithatha…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ITunisia ayiyizwisisi eyabafudukela khona bebaleka

Emasontweni ambalwa ngemuva kokuhlasela okunodlame kwabafuduki 22 eTunisia okwadala ukuthi kube nengozi yokuthi bahambe ngezikebhe zabashushumbisi beya e-Italy, abantu abaningi base-Afrika namanje abanamakhaya futhi abanamisebenzi kanti abanye bathi basabhekene nokuhlaselwa ngokobuhlanga.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akavumi ukuphonsa ithawula ekuholeni izwe u-Odinga

Amaphoyisa aseKenya aqhumise isisi esikhalisa unyembezi kumholi weqembu eliphikisayo ngoMsombuluko abopha abaphathi bezomthetho eqenjini lakhe ephalamende, ngesikhathi ababhikishi begcwele imigwaqo bebhikishela uMengameli uWilliam Ruto kanye nezindleko eziphezulu zokuphila.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sigcine sikhishiwe isigwebo ngokubulawa kukaDeby

Inkantolo yaseChad igwebe amavukelambuso angaphezu kwama-400 udilikajele ngoLwesibili ngokushona kowayengumengameli u-Idriss Deby, owabulawa ngaphambi kwempi eyayibhekene neqembu lawo ngowezi-2021, kusho ummeli wawo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMelika ibona uXi Jinping ezohlomisa iRussia ngasese

UMengameli waseChina uXi Jinping uhlela ukuvakashela eRussia maduze-nje ngesonto elizayo, kusho abantu abajwayelene nalolu daba ngoMsombuluko, kanti iMoscow neKyiv bobabili babike ukulwa okushubile empini eyachitha igazi eliningi esedolobheni elisempumalanga iBakhmut.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Baphonsela inselelo imiphumela yokhetho eNigeria

Ongenele ukhetho lukamongameli waseNigeria u-Atiku Abubakar ngoMsombuluko uhole amakhulu abalandeli embhikishweni onokuthula mayelana nekhomishana yokhetho esingethe amavoti angenyanga edlule ikhomishana ethi anqotshwe yilowo obengenele iqembu elibusayo uBola Tinubu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubuqhwaga be-USA ne-EU busekhona eZimbabwe

I-United States of America (USA) iphinde yakhombisa ubuqhwaga ngokuthi ikhiphe isitatimende ngesonto eledlule ngesinqumo sokuqhubeka…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ijike endleleni iChina ekwesekeni uPutin ngezikhali

IChina ayizange iqhubeke nokuhlinzeka ngosizo lwezikhali oluzosiza iRussia ekuhlaseleni kwayo i-Ukraine kanti i-United States ikubeke kwacaca  ukuthi uma ishintsha kulokho kuzoba nemiphumela emibi, kusho umeluleki wezokuphepha kuzwelonke eWhite House uJake Sullivan ngeSonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akwaziwa mbhantshi kujiya ngempi eqhubeka e-Ukraine

Amasosha ase-Ukraine alwela ukubamba ukuhlasela kweRussia edolobheni elincane elisempumalanga iBakhmut acele izikhali ezengeziwe emazweni angaphandle, njengoba abaholi baseNtshonalanga behlangene eMunich ukuzohlola lempi esithathe  unyaka wonke enyakazisa umhlaba wonke.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Baqinisa ubudlelwane njengemizamo yokuhlelembela ezohwebo

Ongqongqoshe bezangaphandle baseBurkina Faso, Guinea naseMali, bonke ababuswa yizikhulu zamasosha baphakamise ubudlelwano besifunda ukuze kube lula ukuhweba kanye nokubhekana nokungavikeleki esifundeni. Lokhu bakuveze esitatimendeni esihlanganyelwe ngesonto eledlule.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Phezu kwenkululeko kusakhalwa ngendlela yokuphatha kaSaied

Amaphoyisa aseTunisia abophe osopolitiki kanye nosomabhizinisi owaziwayo, noxhumene nezepolitiki ngempelasonto edlule, kusho abameli babo, ecaleni abezindaba bendawo abathi izinsolo zetulo lokuvikeleka kombuso.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ingcosana evotile okhethweni lwaseTunisia

UMengameli waseTunisia usole inani eliphansi kakhulu labavotile okhethweni lwasephalamende ngenxa yenzondo phakathi kwabavoti bephalamende, hhayi ukwehla kokuthandwa kwakhe.

Ikhomishini yezokhetho imemezele ukuthi bayi-11.4% kuphela abavotile ngeSonto kukhetho lwephalamende.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayashabalala amathemba ngokuphela kwempi e-Ukraine

UNgqongqoshe Wezokuvikela e-Ukraine uthe amathangi amasha anikezwe amazwe eNATO azosebenza “njengesibhakela sensimbi” lapho iKyiv izowasebenzisa ukunqamula  imigqa yokuzivikela yaseRussia.

UMnu u-Oleksii Reznikov, utshele isithangami sezindaba nozakwabo wasePoland ukuthi izimpahla zaseNtshonalanga zezibhamu ezili-155 mm zibalulekile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here