Izingxoxo zazizinde futhi zilukhuni phakathi kwababusi naphakathi kukaCetshwayo noHulumeni kaGladstone.
Kwathi ezinsukwini zakhe zokugcina simthola esephila impilo enokuthula noxolo neSilo uDinuzulu, ukulwa sekwedlulile.
Kwakukubi ngokwanele ukuthi amaNgisi ayesephendule uZulu ohlala phesheya koThukela izimpabanga kodwa lokhu kuhlanjalazwa okunjena kwakungakaze kubonwe nanini.
Kwathi labo abakwala ukufunga amaNgisi asethi amazwe abo azofakwa ngaphansi kwamaKhosi afungileyo ngoba akakho muntu oyozimela lapho ahlezi khona ngobas izwe lonke selenganyelwe yiNdlovukazi yamaNgisi.
Ukumehlisa isithunzi ngokwedlulele, bamphoqa ukuhlala ethendeni elinamagumbi amabili kuphela namalungu esifazane amane asebukhosini.
Kwathi uma izikhulu zonke zikaZulu seziphelele eNkantolo amaNgisi asememezela ukuthi izwe likaZulu asezolibusa ngamakhosi ayishumi nantathu, athi asezolingana neNkosi uCetshwayo.
AmaNgisi ayengakholwa ukuthi ayenganqotshwa isizwe somdabu e-Afrika. Base bejezisa uhulumeni kaDisraeli ngokukhetha iLiberal Party yomdodovu uWilliam Gladstone ngoMbasa we-1880
Kwathi uma amaNgisi ezibopha kwatholakala ukuthi izikhulu zonke zisho igama elilodwa lokuthi zazilwela iNkosi yazo uCetshwayo zivikela uBukhosi bukaZulu. Lokhu kwawakhanyela amaNgisi ukuthi kanti uMbuso ayebhekene nawo owawunamandla amakhulu kwakungoweNgonyama uCetshwayo
Kanti abanye abanikezwa “ imibuso” yize babebhekene namaNgisi ngokuzikhandla kwakunguMgojana Ndwandwe ( owayeganwe nguMntwana uMbixambixa…...
Kuqhubeka kushicilelo oludlule: Wahlehla akabe esavela kubo, qede waphuthuma wayohlela amabutho ayegade nawo eMfolozi. Wawahlela…...
UTshingwayo yiqhawe elingasoze lalibaleka emlandweni nasezizukulwaneni ezizayo ngokunqoba kwempi eyayiholwa nguye eSandlwana.
UWolseley wabatshela ukuthi kwasekuzobusa imithetho yomnqamulajuqu nokuthi umbuso wakwaZulu wawungeke usaba njengoba bewazi. Waseqhubeka wathi…...
Ukulobola kwenzeka lapho insizwa ibone yathanda intombi efisa ukuthi ibengumkayo. Uma intombi isiyiqomile insizwa ibikela…...
ilobo buhlakani bakhe obamenza walwela iSilo uCetswhayo izimpi ngenkulu impumelelo. Walwa wazinqoba iZigqoza sezilwehlule uSuthu.…...
Uhambo lokuya ejele leNkosi uCetshwayo aluphelanga oNdini. Bamhambisa ngezinyawo ibanga elalingamakhilomitha cishe ayeyi-140 ukuyofika ogwini lapho ayelindwe khona umkhumbi.
UMntnwana uZibhebhu wayeligagu lokusina efana neNgonyama uShaka noDingana. Lona weNkosi wayehuba kuze kuse uma esebusa nabantu bakayise.
Namuhla sigoqa izingxoxo zethu lapho besithelelana ulwazi ngezinhlobo zemibhalo. Lokhu kungenhloso yokucija indlela yokuhlaziya imibhalo.…...
Abantu abaningi bahlukunyezwa ngendlela eyayinonya, bashiselwa nemizi kodwa iningi labo laqoma ukufa kunokusikhaphela iSilo samabandla…...
Bekuthi uma uMntwana uZibhebhu elalelwe izitha zakhe endleleni kuzwe lona kuqala bese lijika lihambe ngenye…...
INkosi uSambane yathi abaqoqe izinkomo, yase ithumela amanxusa ayo kuMntwana uZibhebhu yathi abayoyethulela koweNkosi. Yathi;…...
Yilapho kwavela khona isaga esithi, ngibambe elentulo. Kunenkolelo efanayo e-Uganda, eKenya nakumaNguni aseNingizimu nezwe. Kodwa-ke…...
UMntwana uHhayiyana yisokanqangi loMntwana uMaphitha. Ibutho lakhe KwakuyiMboza noma uThulwana eyintanga yeNgonyama uCetshwayo. UMntwana uMaphitha…...
Incwadi yemibhalo womdlalo iqukethe umbhalo osuke ubhalwe ngendlela eveza abalingiswa bezikhulumela bona ngqo. Ngakho-ke kulolu…...
Babuya khona bephethe izimpahla eziningi zokugqoka nokwembatha, Kanye nezingubo zokulala. Bafika babanikeza lapha ekhaya. Ngenkathi…...