UMhlongo yintatheli ebheke izindaba zohulumeni bendawo
UMasipala uMsunduzi usalokhu ulusebenze njalo udaba lokulungisa ingqalasizinda yawo esihanjelwe isikhathi. Ezinye zezinkinga ezihlasele uMsunduzi…...
Unyaka wezi-2020 kube ngonezinguquko eziningi ikakhulukazi kulezo ebesesizithatha njengosikompilo kanye nomkhuba wethu. Okunye okube nokuguquka…...
Ukhala izinyembezi zemihla ngemihla uMnu uZamokwakhe Mahaye (40) waseMahlabathini esigodini sakwaManekwane ongasakwazi ukusebenza nokondla izingane…...
Mukhulu umehluko phakathi kwezindawo ezazihlala abantu abacindezelekile nababekhululekile ingakatholwa idemokhrasi kuleli. Lokho kusukela ngesikhathi saphambilini…...
UMnyango Wezobulungiswa Nokuthuthukiswa KoMthethosisekelo usuqhamuke nohlelo olusha lokuqinisekisa ukuthi izinhlelo zokukhokhwa kwesondlo ziyenzeka. UNks uJosephina…...
UHulumeni waseNingizimu Afrika uselumisile okwesikhashana uhlelo lokugoma, emva kocwaningo oluveze ukuthi lo mgomo otheleke kuleli…...
INhloko yoMnyango Wezokuhlunyeleliswa Kwezimilo esifundazweni iKwaZulu-Natal esamisiwe uMnu uMnikelwa Nxele ibe nengxoxo ekhethekile neBAYEDE ichaza…...
NgoMsombuluko kulindeleke ukuba kuvulwe izikole noma zikhona ezinye esezivulile ikakhulukazi kulezi ezizimele kanjalo nomatikuletsheni. Nokho…...
Emveni kweminyaka eminingi kudonsiswana phakathi kukaHulumeni kanye nababengamasosha oMkhonto Wesizwe (MKV), ngoMsombuluko aze aqala abona…...
Emveni kokuba iBAYEDE ikhiphe ushicilelo olwalukhuluma ngesikhulu samajele KwaZulu-Natal, uMnu uMnikelwa Nxele, ngoMfumfu nyakenye owayekhala…...
Labo abahola imali yesibonelelo sokhuvethe bakhokha imali efinyelela e-R150 ukuze bathole isikhala kumugqa eposini eNhlokodolobha…...
Indawo yokulahla imfucuza enkulukazi eMgungundlovu, iNew England Road Landfill Site, isibe sezindabeni ngezigigaba eziningi zokuqubuka…...
Isifundazwe iWestern Cape yiso esisakhiqiza kakhulu izithelo ezisawolintshi (citrus fruits) lapha eNingizimu Afrika, kanti leli…...
Cishe manje wonke umuntu unezibazi angazikhomba ezishiywe ukhuvethe okungeyikhona ukulahlekelwa isihlobo nje kuphela kepha abanye…...
Amanzi awumgogodla wenhlanzeko. Kulesi sikhathi lapho ukhuvethe ludla lubi, ludinga kukhushulwe izinga lenhlanzeko ukuze abantu…...
Kungase kube nezinguquko ezinhlelweni zomcimbi wokuvulwa kweSishayamthetho sesifundazwe iKwaZulu-Natal ngenxa yokhuvethe oluhlasele umhlaba wonke. Lo…...
Uchithe ubusuku obubili owesifazane waseWestern Cape okhubazekile, uNkk uNtombethembe Apile, emahhovisi esikhungo esiholela izibonelelo zikaHulumeni…...
Ukungaphathi kahle nokungathembeki kwezinye izisebenzi zomasipala kuholele ekutheni baqashwe ngolokhozi Kubo bonke ohulumeni abakhona…...
Omasipala abangama-25 bahluleka ukukhokha imali yempesheni yezisebenzi zabo eNingizimu Afrika. Labo masipala abahluleka ukukhokha bane…...
Izakhamuzi ezakhele uMasipala uMsunduzi sezizibophezele ukwelekelela lo Mkhandlu ukulwa nezingqinamba obhekana nazo ezithinta ukuqoqwa kwemali…...
Ngowezi-2010 uMnyango Wokuhlaliswa Kwabantu eGauteng waba nohlelo lokulungiswa kwehositela iDube eSoweto, eGoli, elalinezakhiwi ezinamakamelo amabili…...
UMnyango Wemisebenzi KaHulumeni KwaZulu-Natal usezinhlelweni zokwakha inxanxathela yamahhovisi eminyango eyahlukene ngenhloso yokuncipisa izindleko. Lokhu kudalulelwe…...
Kumiswe abamele izisebenzi abayisishiyagalombili esibhedlela iNorthdale eMgungundlovu kulandela isiteleka sangesonto eledlule samalungu eNational, Education and…...
Ngesikhathi semvalelwakhaya ukhuvethe lubhilitile ezweni baningi abalahlekelwe imisebenzi kwalindeleka ukuthi izinkampani zithumele imininingwane yezisebenzi zazo…...