UMhlongo yintatheli ebheke izindaba zohulumeni bendawo
Kusuka ngoNhlolanja elaboHlanga lilandela udaba lwezisebenzi zasesikoleni samabanga aphansi iBotate kwaNdengezi eziqashwe isigungu sesikole ezikhala…...
Kufufusa isiteleka sezisebenzi zikaHulumeni ngenxa yesinqumo esamenyezelwa uHulumeni sokungazikhuphuleli amaholo. UHulumeni usunxuse ukuba unikwe ithuba…...
Ubuholi bezindawo eziheha izivakashi iSimangaliso Wetland Park kanye neKruger National Park bubambe umhlangano wezinsuku ezintathu…...
Isalokhu iqhubekile ingcindezi empilweni yezakhamuzi zaseNingizimu Afrika elethwe ukufika kobhubhane ukhuvethe. Ngenyanga eyedlule kumiswe isibonelelo…...
UMnyango Wezasekhaya usukhiphe umqulu ukwazisa izinhlaka mayelana nezinguquko osunazo mayelana nokusebenza kwezinkampani zabangcwabi. Kulo mqulu…...
Kunokukhathazeka ezakhamuzini zaseNingizimu Afrika ngemingcele okubukeka kuyiyo okuputshuka kuyo ukhuvethe kuleli. Ukhuvethe lwaqala ukutholakala kuleli…...
Ngenkathi uHulumeni umemezela imvalelwakhaya ngoNdasa nyakenye ezinye zezinto owawunconywa ngazo amaqhingasu owawufika nawo ayezolekelela abantu…...
UMasipala uMdoni sewuqhamuke nohlelo oluphuthumayo okuhloswe ngalo ukuxazulula ngokushesha izinkinga ezimayelana nokuhanjiswa kwezidingo emphakathini ongaphansi…...
Iqeqebana lamaciko abeqhinqe emahhovisi eNational Arts Council eGoli asethathe isinqumo sokumisa lo mnyakazo wawo. La…...
Ziyanda izibalo zamacala abikwayo okuhlukunyezwa ngokobulili kuleli, lokho kufakazelwa zibalo ezikhishwa ngamaphoyisa akuleli ezikhomba ukuthi…...
Uma ubuka ubona intombazanyana nje kepha ake ubuke noma ulandele imisebenzi yayo uyamangala. Lona nguThuso…...
Bakhala ezimathonsi abafundi baseNyuvesi YaseNingizimu Afrika i-UNISA ngokuvaleleka ngaphandle bangabe besakwazi ukuqhubeka nezifundo zabo. Lokhu…...
UMasipala uMsunduzi sewazise umphakathi ngesivumelwano obenaso nenkampani ehlinzeka ngogesi kuleli u-Eskom ukuba ungenelele enkingeni obhekene…...
Inhlangano i-Amnesty International isigxeke kakhulu uHulumeni waseNingizimu Afrika ngokwephula amalungelo ezakhamuzi ngesikhathi semvalelwakhaya ngenxa yokhuvethe. …...
Inyunyana yezisebenzi iSouth African Federal Trade Union (SAFTU) ithi uHulumeni kumele ugxekwe ngesiteleka esifufusayo sezisebenzi…...
Kuyanda ukuhlaselana kwabafundi ezikoleni kuleli. Isigameko sakamuva esisematheni sobubhoklolo ezikoleni esisabalale ezinkundleni zokuxhumana lapho kwabonakala…...
Indawo eheha izivakashi eziphuma emazweni omhlaba esenyakatho yeKwaZulu-Natal, iSimangaliso Wetland kwaba ngeyokuqala kuleli ukuhlonzwa njengeyamagugu…...
Ngesonto eledlule uNgqongqoshe Wezempilo kuleli uDkt uZweli Mkhize, umemezele ukumiswa kokugomela ukhuvethe ngomgomo iJohnson &…...
Ongoti bathi akubhekisiswe kabanzi ukwenyuka kwezinga lobugebengu eMgungundlovu. Lokhu kulandela ukuvakashela kule ndawo kukaNgqongqoshe Wamaphoyisa…...
Ngokwejwayelekile abafundi babuyela ezikhungweni zemfundo ephakeme phakathi noNhlolanja kepha manje sekuwuMbasa kodwa izikhungo ima zikhipha…...
Inhlangano Abahlali Basemjondolo ithi kuzothikameza abahlwempu ukwenyuka kwentengo kaphethroli kanye namanani kagesi. UMengameli wale nhlangano…...
Kuthiwa kuphezulu ukucwaswa kwabantu abathandana nabanobulili obufanayo esifundazweni iKwaZulu-Natal lokhu kulandela ukubulawa ngesihluku kukaSiphamandla Khoza…...
Inyunyana yezisebenzi zikamasipala iSouth African Municipal Workers Union (SAMWU), isola inkohlakalo kuMkhandlu iNdwendwe njengoba kuqubuke…...
Akusiyona imfihlo ukuthi idolobha uMgungundlovu alikho esimweni esigculisayo ikakhulukazi esigabeni elikuso sokuba inhlokodolobha yesifundazwe iKwaZulu-Natal…...