UMhlongo yintatheli ebheke izindaba zohulumeni bendawo
USihlalo Wozihlalo eSishayamthetho saKwaZulu-Natal uMhlonishwa uSiboniso Duma, uqale uhlelo uMvelinqangi, Ipolitiki Nomnotho nathi inhloso yalo…...
NgoLwesibili kuqubuke umbhikisho eMangosuthu University of Technology (MUT) eMlaza abafundi befuna ukuthi bonke abakweleta imali…...
Kushone abantu abangaphezu kwe-100 ezingozini zomgwaqo eNingizimu Afrika ngempelasonto yamaholidi ePhasika. Esitatimendeni uMnyango Wezokuthutha KwaZulu-Natal…...
Izibalo zabahaqwe ukhuvethe nyakenye zaqala ukukhula esifundazweni i-Eastern Cape kangangokuba uMengameli wezwe uCyril Ramaphosa waze…...
Inkulumo kaMengameli uCyril Ramaphosa ngoLwesibili ikhulule abaningi ikakhulukazi labo abebebambe umoya ngokuthi angase abuvale utshwala.…...
Amatekisi ngenye yezimboni ezithwala abantu abaningi eNingizimu Afrika. Ngenkathi kukhishwa umbiko kusigaba sokuqala semvalelwakhaya ezokuthuthwa…...
Izolo ziqalile izinkonzo zePhasika kanti kwabanye zaqala ngeSonto ngenkathi kuyinkonzo yamasundu. INingizimu Afrika yonke ibimagange…...
NgoLwesithathu umhlaba wonke ubugubha uSuku Lofuba. Ngokuvamile uma kuwusuku lwezifo kujwayeleke ukuba kube nezifundo mayelana…...
Namhlanje kuphela unyaka golokoqo kwaqala umvalelwakhaya eNingizimu Afrika. UMengameli uCyril Ramaphosa mhla zingama-23 kuNdasa nyakenye…...
Igazi lingezinye zezidingo ezimqoka empilweni. Alidingeki kuphela lapho kukhona olimele kepha libaluleke kakhulu kobelethayo ikakhulukazi…...
Unogada wesikole sakwaNdengezi usola uthishanhloko walesi sikole ngokumgijimisa ngesibhamu kulandela ukuphumela kwakhe obala ekhala ngokungaholelwa.…...
UMasipala uMsunduzi awukufihli ukuthi ingqalasizinda yawo seyidlulelwe isikhathi okusho ukuthi enye kumele engabe kade yashintshwa…...
UZulu usibekelwe ifu elimnyama kulandela ukwebuza kweSILO Samabandla ngoLwesihlanu olwedlule. Wonke umuntu obelandela izinkulumo zeSILO…...
Kumapeketwane ezweni ngakwezemfundo ephakeme njengoba sekuphenduke isiko ukuthi njalo uma kuqala unyaka kuba nemibhikisho lapho…...
Kusuka ngesonto eledlule udaba lokubulawa ngesihluku, okusolwa amaphoyisa, kukaMnu uMthokozisi Ntumba lube wundaba mlonyeni. Uhlaka…...
NgoMsombuluko umhlaba wonke bewugubha usuku lwabantu besifazane. Okugqamile ngalolu suku obekugcizelelwa ngabesifazane ukuthi kusenegebe elikhulu…...
Ucwaningo olukhiswe i-Ipsos luthi ugwayi ongekho emthethweni ususabalele kakhulu eNingizimu Afrika. Isikhulu seBritish American Tobacco…...
Sekuphenduke isiko ukuthi njalo uma kuqala unyaka kuba nemibhikisho emanyuvesi kanye nezinye izikhungo zezemfundo ephakeme.…...
UMnyango Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba ZoMdabu (Cogta) kuzwelonke uguqule isinqumo soMnyango esifundazweni iKwaZulu-Natal sokufaka uMasipala iNquthu…...
Namhlanje kuphela unyaka golokoqo kwabikwa ukuthi kunomuntu osehaqwe ukhuvethe eNingizimu Afrika. Wakhonjwa eMsunduzi mhla zi-5…...
UMasipala iNewcastle uke waba sematheni ngesikweletu esiphezulu senkampani ehlinzeka ngogesi kuleli u-Eskom. Emasontweni amathathu edlule…...
Kuvamile ukuthi kube nokukhononda kubazali ngezimpahla zezikole ezimba eqolo ikakhulukazi kulabo bahlinzeki abasuke bejutshwe izikole…...
UMasipala uMsunduzi osube ngaphansi komlawuli iminyaka emibili ngenxa yokwehluleka ukuhlinzeka izakhamuzi zawo ngezinsiza kanye nokwantuleka…...
Isikhwama iNational Student Financial Aid Scheme (NSFAS) sikhiphe incwadi eveza ukuthi kuneziqu noma izifundo esingeke…...