Ukuchitshiyelwa kwakamuva koMthethosivivinywa Wokulingana Kwabasebenzi i-Employment Equity Amendment Bill okumanje ulinde isigxivizo sikaMemngameli uCyril Ramaphosa kuza nezinguquko ezinqala ezizolekelela osomabhizinisi abancane.
Umqondisi wenkampani esebenza kwezezimayini uPower Motsileng uthe utshalomali akumele lube yimali kuphela kodwa luhlomise nabantu.
UNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni uMnu uPravin Gordhan (osesithombeni) uthi u-Eskom usabhekene nezinkinga eziningi ezithinta ukukhwabanisa nokweba.
Isikhulu sesikhashana senkampani yezokuvikela iDenel, uMichael Kgobe, uthi lenkampani iyakwazi ukumelana nezimo futhi inamandla okuqamba…...
Izishoshovu eNyuvesi yaseFort Hare e-Eastern Cape zikholelwa ekutheni iNational Development Plan (NDP) ayizifezi izidingo zazo. …...
UNgqongqoshe wezaMandla uGwede Mantashe uthi uzohlangana noRob Hersov, emnxusa ukuthi abambe iqhaza ekutholeni izimpendulo ezinseleleni…...
INational Union of Metalworkers of South Africa (NUMSA) neSouth African Cabin Crew Association (SACCA) bathi…...
INingizimu Afrika idinga ukubhekana nezingqinamba zengqalasizinda ngokushesha, ikakhulukazi ukushoda kokuphakelwa kukagesi namanzi ukuze iguqule umnotho…...
UMengameli uCyril Ramaphosa uthi ukutshalwa kwezigidi ezingamakhulu amathathu namashumi amahlanu (R350 million) okwenziwe yinkampani yaseSweden…...
Isikhondlakhondla senkampani kaphethiloli, uShell, sithe sizothatha isinqumo sokudlulisa icala eNkantolo eNkulu ngemuva kokuthi isicubungulile. Inkantolo…...
Izindleko zomnotho kusukela kumonakalo nokwebiwa kwengqalasizinda yakwa-Eskom, Transnet, PRASA nokuncipha komkhiqizo wemboni yezimayini zilinganiselwa kwizigidigidi…...
“Umnotho wehle ngo-0.7% ekoteni yesibili yonyaka okusho ukuthi awukhulanga. Sibona usesigabeni esifanayo naleso owawukuso ngesikhathi soKhuvethe.
U-Eskom ukuqinisekisile ukuthi iziphathimandla kuMasipala waseTshwane zikwazile ukukhokha imali elinganiselwa ezigidini ezingama-R180 yesikweletu sikagesi esiyizigidigidi…...
AboPhiko Lwezokushushisa iNational Prosecuting Authority bathi bathembele kubufakazi beKhomishini engokuGwamandwa Kwamandla oMbuso ukuze baqinise icala…...
Abaqashi baseNingizimu Afrika abadabuka eZimbabwe abasebenzisa iZimbabwean Exemption Permit (ZEP) bayelulekwa ukuthi baqale ukwenza amalungiselelo…...
IPassenger Rail Agency of South Africa (PRASA) ithi izovula kabusha imizila yezitimela eminingi ngaphambi kokuphela…...
UNdunankulu waseWestern Cape uMnu u-Alan Winde uthi ukutshalwa kwezimali ekuphehleni ugesi kubalulekile ekukhuleni komnotho nokudala…...
UNobhala-Jikelele weSouth African Federation of Trade Unions (Saftu) uMnu uZwelinzima Vavi uchaze ukuvalwa kwezwe ngoLwesithathu…...
Inkampani yaseNingizimu Afrika yezimayini zamalahle, iSeriti Resources, yenze isivumelwano sokuthola ingxenye enkulu yeWindlab, i-Africa’s wind,…...
IFinancial Intelligence Centre (FIC) itshele iKomidi Elimisiwe Lezezimali ukuthi ababambe iqhaza emkhakheni wezezimali akufanele bacabange…...
Ungoti kwezamabhanoyi uxwayise ngokuthi iSouth African Airlines (SAA) ingase ilahlekelwe yimizila yayo enenzuzo enkulu uma…...
Kunxuswa abantu besifazane ukuthi balawule izimali zabo ukuze baqinisekise ukuthi bavikelekile ngokwezimali. Leli yizwi elivela…...
IHhovisi likaMcwaningi Mabhuku Jikelele eNyakatho Ntshonalanga lisole ukuntengantenga kobuholi bezombusazwe nokuphatha ngendlela engeyinhle kwemiphumela yocwaningomabhuku…...
ICitrus Growers Association isole i-European Union ngokuthobela ingcindezi yezombusazwe kulandela isinqumo sayo sokubeka imfuneko yokugcina…...