UMkhandlu Wamabhizinisi AboHlanga, iBlack Business Council (BBC) usunxuse uMengameli uCyril Ramaphosa ukuthi aqinisekise ukuthi iminyango…...
Owesifazane wokuqala woHlanga okhiqiza ubhiya kuleli usethathe elinye igxathu lokusabalalisa emazweni.
Lokhu kuzoba ukucima kukaphethiloli kwama-25 eYunithi yesi-2 selokhu yaqala ukusebenza futhi kuzophinde kushintshwe amajeneretha amathathu ale yunithi.
UNobhala Jikelele weSAFTU uthi abasebenzi bafuna uhulumeni amise ukudilizwa kwabasebenzi, ukuvalwa kwamafemu kuphinde kuhoxiswe nokuthathwa kweMilco.
Ukuqala konyaka kuvame ukuletha ithemba elivuselelwe kubantu abaningi baseNingizimu Afrika abangasebenzi.
UNgqongqoshe Wezabasebenzi Nokuqashwa, uMnu uThulas Nxesi, uthe uHulumeni usematasa nokuphothula izingxoxo mayelana nokwethulwa kokugomela ukhuvethe…...
Izinhlangano zezemvelo zisabise ngokuguqisa uShell ngeminye imibhikisho ehlelelwe ukuqhutshwa kwebhizinisi lesikhondlakhondla senkampani eNingizimu Afrika emasontweni…...
UMcwaningi Mabhuku Jikelele, uTsakani Maluleke, usezwakalise ukukhathazeka ngemiphumela yocwaningomabhuku ezinkampanini zikaHulumeni wathi zihlehlile. I-SABC kanye…...
Umkhakha wezokuvakasha ushayele ihlombe uMengameli uCyril Ramaphosa ngokuthatha indlela eqinile yokungabaza ukugoma ezweni. Ngesikhathi ethula…...
Ukwanda kwezimoto ezebiwa emingceleni yaseNingizimu Afrika kuyakhula minyaka yonke. Ngonyaka wezimali odlule uwodwa cishe ama-30%…...
Ngesikhathi iKhabhinethi yakuleli isabhekene nokudingida udaba lwabantu abalinganiselwa ezi-250 000 abangabokudabuka eZimbabwe abahleli eNingizimu Afrika,…...
Inkomba yakamuva yezindleko zemizi ikhombise ukuthi ukwehla kwamandla emali okuqhubeka nokukhula eNingizimu Afrika kuthinta kakhulu amakhaya ampofu kakhulu ezweni.
UMantashe wathi lezi zinhlelo kulindeleke ukuthi zifake izigidigidi ezingama-R50 wezinkampani ezizimele emnothweni.
Isingansangu kanye nensangu zingane zandawonye kodwa insangu eyaziwa ngokubhenywa futhi ebizwa ngomthunzi wezinkukhu ayikavunyelwa ukusetshenziselwa izidingo zomnotho.
Izindiza zakwa-SAA zibuyele esibhakabhakeni ngoMandulo ngemuva kokuzinza kusukela ngonyaka owedlule, ngowezi-2020.
USihlalo we-African National Congress kazwelonke uGwede Mantashe uchaze izinga eliphezulu lokungasebenzi kwabantu ezweni njengengxenye yenkinga…...
USbonelo Mbatha, olahlekelwe ngamagaraji amathathu KwaMashu, eNanda naseBhamshela abiza izigidi ezingama-R40 uthi unethemba lokuthi ngeke kusaba khona okuyoba yizithikamezi ekufakweni kwesicelo soxhaso.
I-SAPIA ithi kuzofanele kuthathwe izinqumo ngokuthi ngabe zizothuthukiswa yini izindawo zokuhluza uwoyela ukuze kuhlangatshezwane nemigomo emisha.
Ukuntuleka kwemisebenzi kuphezulu kakhulu selokhu iStatistics South Africa yaqala ukulandela isibalo ngowezi-2008.
UNgqongqoshe Wezemisebenzi Nezabasebenzi uThulas Nxesi, uthi umnyango wakhe uzongenelela uma abasebenzi be- African National Congress…...
Inhlangano i-Restaurant Association of South Africa (Rasa) ithi inokukhathazeka ukuthi yize kunezinguquko uMengameli uCyril Ramaphosa…...
ISikhungo i-IThala Development Finance Corporation sizibophezele ekweluleni isandla sifukule osomabhzinisi nezinkampani ezikhahlanyezwe yizibhelu ezihlasele izingxenye…...
Uhulumeni wesifundazwe saseGauteng uthi uzohlinzeka ngokugcinwa kwempahla kwamanye amabhizinisi aKwaZulu-Natal athintekile yizidubedube zakamuva. Amabhizinisi amaningi…...
Isikhungo esibhekelela umnotho wamazwe iMoodys ithi ukwanda kweziyaluyalu zomphakathi eNingizimu Afrika kuhambisana nokwenyuka kwamazinga okutheleleka…...