Isizwe sisawulindele umkhombandlela weSILO. Nonyaka sigubha iminyaka engama-50 siseSihlalweni KuZulu oseSihlalweni uyikho konke. ISihlalo ahleli…...
I-United States of America (USA) isabise ngokuthi izophinde ibeke unswinyo kojenene baseMynmar ngemuva kokuthi bethathe…...
Emveni kweminyaka eminingi kudonsiswana phakathi kukaHulumeni kanye nababengamasosha oMkhonto Wesizwe (MKV), ngoMsombuluko aze aqala abona…...
Liyagculisa izinga likanobhutshuzwayo nendlela amaqembu amancane adlale ngayo Imidlalo yeDStv Premiership ngaphansi kwePremier Soccer…...
Ubunzima kanye nengcindezi yokungaphumeleli kumatikuletsheni idlule nemiphefumulo eminingi eminyakeni edlule. Abantu abaningi, ikakhulu abazali, bayehluleka…...
Usedwebe umugqa owayenguMengameli weze uMnu uZuma uthi usengamane aye ezikhindini kunokuba kunyathelwe ilungelo lakhe elikuMthethosisekelo…...
Kuleli binza umbhali uthi izibalo okwakukhulunywa ngazo seziphenduke ubuso babantu esibaziyo lapho ukufa kugasele ngesikhathi…...
Labo abahola imali yesibonelelo sokhuvethe bakhokha imali efinyelela e-R150 ukuze bathole isikhala kumugqa eposini eNhlokodolobha…...
Indawo yokulahla imfucuza enkulukazi eMgungundlovu, iNew England Road Landfill Site, isibe sezindabeni ngezigigaba eziningi zokuqubuka…...
Izilawulo zokuphepha nokugwema ukuhaqwa ukhuvethe, ezashicilelwa nguNgqongqoshe Wezokuqashwa Nezezisebenzi mhla zingama-28 kuMandulo kowe-2020 ziqondisa ukuziphatha…...
Isifundazwe iWestern Cape yiso esisakhiqiza kakhulu izithelo ezisawolintshi (citrus fruits) lapha eNingizimu Afrika, kanti leli…...
Lolu bhubhane lusishaye sonke ngezindlela ezingafani ngakho asikwazi ukuluvumela ukuba luqhubeke INingizimu Afrika ibhekene nokwanda…...
Lishone elayizolo sezisabalale izwe lonke izindaba zokuwa komunye webutho likaMengameli uRamaphosa, uMhlonishwa uJackson Mthembu (osesithombeni).…...
Kungase kube nezinguquko ezinhlelweni zomcimbi wokuvulwa kweSishayamthetho sesifundazwe iKwaZulu-Natal ngenxa yokhuvethe oluhlasele umhlaba wonke. Lo…...
Njengoba ukhuvethe lumise kabi umhlaba wonke, kwaphazamiseka nempilo yansukuzonke kuyona yonke imikhakha, iKhomishini Yokhetho Ezimele…...
INKULUMO YESILO NGOSUKU LOKUGUBHA IMINYAKA EYI-142 YEMPI YASE SANDLWANA NGAPHANSI KWENGQIKITHI ETHI: UKHUVETHE IMPI YESIZUKULWANE…...
Ngokomlando, ipolitiki yaseMiddle East ilawulwa kakhulu ukhetho lwase-USA. NgoLwezi wanyakenye i-USA iphinde yaba nokhetho lokukhetha…...
Kule minyaka ecela ema-200 bekunezinganekwane nge-United States of America (USA). Lezi zinganekwane zenze abaningi babuka…...
Liphume nobomvu kukhilikithi yabesifazane kuleli njengoba lo mdlalo usunikezwe igunya lokubuyela enkundleni. Ikhilikithi yabesifazane nayo…...
Nakuba umhlaba wonke uhlaselwe ubhubhane ukhuvethe kodwa lokhu akuzange kumise ukusebenza kwezinkantolo ngisho zibe khona…...
Esimweni esejwayelekile unyaka esikuwo unyaka wokhetho eNingizimu Afrika. Kulokhu ukhetho olulindelwe ngoloHulumeni Bendawo nayilapho abavoti…...
Le nkundla esike yasingatha imidlalo yomhlaba isikhombise kaningana ukuthi iyakwazi ukumelana nemidlalo emikhulu Ezinsukwini ezingezingaki…...
Omasipala abangama-25 bahluleka ukukhokha imali yempesheni yezisebenzi zabo eNingizimu Afrika. Labo masipala abahluleka ukukhokha bane…...
UMBIKO OKHOKHELWE Into eqale njengomkhankaso wokujivaza abantu kanjalo noMkhandlu uNongoma isiphenduke ivuso ebuholini bendawo. Indaba…...