AmaProteas asabhekene nomqansa wokwehlisa umthwalo osemahlombe awo emdlalweni wesibili kwemithathu yochungechunge lwamaTest e-Imperial Wanderers, eGoli lapho ebhekene khona nelaseNdiya.
AmaProteas adlale ngomsebenzi omuhle wabashwibi osukwini lwesibili lomdlalo we-Test yesibili ephakathi kwelakuleli neqembu lesizwe lekhilikithi laseNdiya.
Kufezeke iphupho leminyaka kuKeagan Petersen ngokuhlabana ngethuba lokugqoka imifaniswano yamaProteas.
URabada ukhiphe uHanimo Vihari, Mohammed Shami noMohammed Siraj. Uphinde wanqanka ngesinono ibhola ebelishaywe ngobuchule nguKL Rahul kade kushwiba uMarco Jansen naye owenze kahle kakhulu.
Elaluleli livale usuku lokuqala selihlanganise ama-run angu-35 kuwe iwikhethi eyodwa. Lisele ngama-run ali-167 ukuze lifinyelele esibalweni sama-runs ewakweleta elaseNdiya.
Unesifiso sokumela iProteas eNdebeni YoMhlaba umdlali wamaDolphins uKhayelihle Zondo. Muva nje, uZondo usanda kubuyiselwa eqenjini…...
Ayililahlile ithemba lokuhlabana ngeNdebe YoMhlaba intandokazi yomshwibi weProteas ehlonishwa umhlaba wonke uDale Steyn osanda kuthatha…...
Umehluko wenani lemigijimo yiwona ome endleleni yeProteas ebheke kowandulela amanqamu.
Ukaputeni weqembu uTemba Bavuma useluleme kulandela ukuthinteka esandleni ezakhe zibhekene neSri Lanka.
AmaProteas abuyise ithemba lokuqeda ishobolo leminyaka ephuthwa yiNdebe yoMhlaba kusukela abuyiselwa emidlalweni yamazwe ngo-1992 ethela…...
Kubukeka kusazophuma amanyundululu ngokucwasana ngokwebala emdlaweni wekhilikithi lapha eNingizimu Afrika. Ngeledlule u-Aaron Phangiso, ugeqe amagula…...
Akuyona into eyenzeka kunoma imuphi umdlali wekhilikithi ukuthi athole ithuba lokudlala eqenjini elifana neHolywoodbets Dolphins.…...
Umqeqeshi weqembu lesizwe lekhilikithi uMark Boucher ubonge ubuhlakani obusetshenziswe abadlali bakhe ochungechungeni lwemidlalo yeT20 International…...
Umqeqeshi weqembu lesizwe lekhilikithi iProteas uMark Boucher uncome indlela elidlale ngalo iqembu lakhe emdlalweni yeTest…...
Ukaputeni weqembu lesizwe lekhilikithi iProteas, uDean Elgar uthi bazoqhubeka benze abakwenzile ngaphambi kokuqala komdlalo. IProteas…...
“Ukuqhamuka endaweni edume kambi, ikhona okuhlezi kungigqugquzela ekutheni ngisebenza kanzima ukuze ngizoguqula indlela abantu abayibuka…...
Lowo owayengukaputeni weqembu lesizwe lekhilikithi IProteas u-AB de Villiers, ugcine emile ezwini lakhe lokuthi ngeke…...
Ukubukelwa phansi kwabadlali boHlanga kuyinto esibikwe izikhathi eziningi enhlanganweni eyengamele ikhilikithi Esontweni eledlule uLungisani Ngidi…...
Angase amangaze abaningi umdlali wekhilikithi obhekwe ngabovu ukuthi abe seqenjini leProteas emidlalweni yeNdebe YoMhlaba yeT20…...
Emveni kokungabi nohambo oluhle kweProteas e-India ngenyanga eyedlule lapho ihlulwe khona ochungechungeni lwemidlalo sekuphoqe iCricket…...
Kuzophinde kube nesiphithiphithi esihle futhi eThekwini ngale mpelasonto, kuzobe kudela uMakhasana njengoba iDurban Heat izokwamukela…...
UCHUNGECHUNGE lwemidlalo iProteas ezoyidlala ne-India kusuka ngeSonto kuqala ngomdlalo weT20 ngaphambi kokuqala kwemidlalo ye-ICC yobungqungqulu…...
AMAQEMBU ayingxenye yomqhudelwano iMzansi Super League (MSL) ngoLwesibili aqoke abadlali azogadla ngabo kulo nyaka. Lokhu…...
YIZE iqembu lakuleli lekhilikithi iProteas linqobile emidlalweni yalo emithathu yetest, lapho ebelitholene khona phezulu nePakistan…...