UZanele yintatheli esimkatshubovu nezinze eChina.
IChina ithe izibophezele ukusebenzisana namanye amazwe ukulwa nobubha emhlabeni. UHulumeni ushicilele lo mbiko obungaza impumelelo…...
UNgqongqoshe Wezangaphandle eChina uWang Yi, usenxuse i-USA ukuthi ilihloniphe izwe lakhe, egcizelela ukuthi uma kunesidingo…...
Indlela iChina ebhekane ngayo nokhuvethe isize leli lizwe ukuthi likwazi ukuphinda futhi likhulise umnotho walo…...
IChina isemkhankasweni wokuzama ukubeka uHulumeni ozothembeka kuyo eHong Kong emva kwemibhikisho enodlame ewise umnotho yadala…...
Umbiko wethimba leWorld Health Organization ebeliphenya imvelaphi yokhuvethe ushiye imibuzo eminingi ngokuqubuka kwaleli gciwane kunezimpendulo.…...
IChina isisole i-USA ngokusebenzisa udaba lwaseXinjiang ukuzama ukudala uthuthuva nesimo sokungazinzi ngaphakathi kuleli lizwe ukuzama…...
IChina isigxeke i-USA ngodaba lokucwasa ngokwebala, ukungalingani ngokwempilo yabantu emphakathini kanye nendlela uHulumeni wakhona osingethe…...
IChina kuleli sonto ithumele umyalezo wokuthi izimisele ukusebenzisana ne-USA kodwa ngeke idansele isiginci sayo emva…...
Ucwaningo lwakamumva luthole ukuthi ngesikhathi abafundi baseChina bekulangazelele ukuyofunda phesheya, bakhathazekile ngokuthi ubudlelwano obungebuhle phakathi…...
IChina igxeke i-USA kanye neJapan ngesitatimende esikhishwe yila mazwe ngokubambisana lapho ezwakalise khona ukukhathazeka ngesimo…...
IChina ithi isithembise ukunikela ngemigomo yokhuvethe eNhlanganweni Yezizwe (UN) ukuze ikwazi ukugoma amasosha aqaphe ukuthula,…...
Zigqunqe zamnyama emini izingxenye ezisenyakatho eChina, okubalwa nenhlokodolobha iBeijing, ngenxa yokungcola komoya okudalwe isivunguvungu sesihlabathi.…...
Emveni kokuba ilona lodwa izwe elithuthukile elikwaze ukunqoba isimo sokufadabala komnotho ngowezi-2020, iChina ihlela ukukhuphula…...
Abantu abavela kwamanye amazwe nabafuna ukungena eChina sekuzomele baveze isitifiketi esifakaza ukuthi bagonyelwe isifo ukhuvethe…...
UMengameli waseChina uXi Jinping usetshele umbutho wezempi kuleli lizwe ukuthi kumele uqikelele ukuthi uhlezi ukulungele…...
Osopolitiki abaphezulu eChina bahlangene eBeijing njengoba kuhlala imihlangano emibili emikhulukazi kwezombusazwe kuleli lizwe nebanjwa njalo…...
UMengameli waseChina uXi Jinping uthe izwe lakhe seliyinqobile impi yokulwa nobubha. UJinping uthe uHulumeni usekwazile…...
Abukho ubufakazi obukhomba ukuthi iChina iphoqa amazwe asathuthuka ukuthi angene ezikweletini ukuze ishaqe impahla yawo,…...
Siyanda isibalo samazwe asathuthuka amukela umnikelo womgomo wokhuvethe owenziwe eChina ngesikhathi iWorld Health Organization (WHO)…...
IChina isizwakalise ukweseka i-India njengoba kuyiyo ezobe isingethe futhi ihola ingqungquthela yeBRICS kulo nyaka emva…...
IChina isizichithile izinsolo zokuthi kunomkhankaso wokuqeda abantu besizwe sama-Uyghur nabalandela inkolo yamaSulumane noma ukuhlukunyezwa kwamalungelo…...
Ngesikhathi uhwebo phakathi kwamazwe amaningi ne-European Union lungenzi kahle, iChina yona ibonakala ikwazile ukwehluka yize…...
Ithimba lososayensi leWorld Health Organization (WHO) ebeliphenya umsuka wokhuvethe eChina likuchithile ukuthi igciwane laqubuka emva…...
Abazali abapha abantwana babo ukudla okuthengwa sekulungele ukudliwa eChina bathe ukukhathazeka emva kombiko wase-USA othole…...