Emuva kokubheduka komkhuhlane ohlasele izinkukhu umphumela wakho okube ukushoda kwamaqanda nenyama yenkukhu lube lukhulu ungabazane…...
Umemezele izinyathelo ezinqala zokuvikela abamabhizinisi nabathengi imbala Izitolo ezindala ezabe ziyithemba labantu emalokishini nasemakhaya futhi kuyizo…...
Ikhono lakhe ekubhaleni nasekuqondiseni imidlalo ehlukahlukene yethevishini neyeshashalazi sekwenze umlingisi wakuleli waphumela obala ngephupho lakhe…...
Njengoba kuzoqalwa izivivinyo zokuphela konyaka zabafundi bakamatikuletsheni ezweni, labo abahlalele ethembeni lokuthola uxhaso lokuqhuba izifundo…...
Yize azalelwa eMbabane Eswatini kodwa akakhohlwa ukuthi ikhaya lakhe liseMaputo eMozambique. Akuyona into ehamba phambili leyo kumzwilili…...
Ukuhlehlelwa zikhuni nengcindezi yoqhibukhowe bamaqembu amasha ezepolitiki kungenzeka yini ukuthi kube nesandla esinqumweni sikaKhongolose sokuqhubeka…...
Kungekudala uzophinde abonakale futhi kweminye yemidlalo ewuchungechunge umlingisi owazifaka ezinhliziyweni zababukeli abaningi bomdlalo osuwavalwa iSibaya.…...
Ngemuva kokudla umhlanganiso okhethweni okwabe kubhekwe okwehlukile kulo ngoLwezi wezi-2022 uNdunankulu Benjamin Netanyahu, waphendula amatafula ebuyiselwa…...
Yize kubikwa nsuku zaphuma ngokufa kwabantu ikakhulukazi izingane ngenxa kagesi oxhunywe ngokungemthetho, kepha lo mkhuba…...
Amakhambi esintu ayingxenye yomlando wamasiko wabantu abaningi e-Afrika ngokwendalo. Ngaphandle kokwenza ihaba kuhlawumbiselwa ukuthi bevile…
Uzobusisa abantu baseMozambique ngesipho esingavamisile umzwilili wakuleliya lizwe ngesikhathi samaholidi kaZibandlela. U-Ivannea Mudanisse uthathe isinqumo…...
Naphezu kwemizamo eminingi yeqembu elibusayo nohulumeni yokuphebeza lolu daba kubukeka kunhlanga zimuka nomoya.
Umngcele oxhumanisa iNingizimu Afrika neZimbabwe onqamula esifundazweni iLimpopo uphinde waba sematheni izolo ngesikhathi uMengameli uCyril…...
Amameteorite – okuyizingcezu zamatshe eziwele emhlabeni zisuka emkhathini kube yindaba ethakaselwa egudwini khona lapho kwaba …
Isizwe samaKhoisan eKokstad, eKuruman naseKaroo sizothola ingqayizivele yethuba lokuhambela ikhonsathi okuzocula kuyo umzwilili walesi sizwe.…...
Ukungcola kwedolobha iTheku akusagcini ngokuba emehlweni ezakhamizi, abakhokhintela nezivakashi kuphela kepha naseminyangweni yokuphatha ukungcola nenkohlakalo…...
Washiya ekhaya emuva kokuphothula umatric uyise engafuni ukuba ahambe, kodwa wadlubulundela walibangisa eGoli ngoba ephokophelele ukufeza iphupho lakhe lokulingisa.
Ngenxa yokuguquka kwezinto nokukhula kwezinga lobuchwepheshe kulindelekile ukuthi ochwepheshe bezokwelapha banike ulwazi oluthembekile mayelana nezigulo…
Abamatekisi bathi sekukaningi beshaya indesheni kumasipala bezitshwa Edolobheni iTheku indawo yaseMhlanga ibalwa nezinye eziheha izivakashi…...
Ungayihamba yonke i-Afrika ngokwehlukahlukana kwayo kusuka ezilimini, amasiko, imikhuba nendlela yokugqoka, into eyodwa eyihlanganisayo umculo.…...
IDA ithi ingcabha manje isikuKhongolose okumele uphumele obala ngokuthi umiphi ngokulekelelwa kwabafundi ngezimali.
Uqale phansi umkhuba wokuvutshelwa kotshwala obushisayo ngokungemthetho kusetshenziswe imibhalo yalobo obunedumela ngokuphuzwa kakhulu. Lo mkhuba…...
Emuva kombiko welaboHlanga ngochungechunge lwezigameko zokuhlaselwa kweziqiwi kubulawe obhejane ngenhloso yokuthola izimpondo zabo, uhulumeni kuzwelonke…...
Ukunyuka kwezinga lobugebengu obehlukahlukene kuthiwa kudla lubi embuthweni wezokuvikela kuleli. Ukuvela kwalezi zindaba kwabaningi akwethusanga…...