Kubukeka befuna ukuyigeza bangayikhucululi insila yobugqila abaMaSheshi

Isikhwama seChurch of England samaPound ayizigidi ezili-100 sokubhekana nensila yalo yomlando ekuhwebeni ngezigqila sincane kakhulu futhi kufanele sandiswe okungenani ngokuphindwe kashumi, kusho iqembu eliqaphayo eliholwa yinzalo yabantu base-Afrika ababeyizigqila.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kudume inganono enhlokodolobha yaseChad

Kuzwakale ukuqhuma kwesibhamu enhlokodolobha yase-Chad, iN'Djamena eduze kwekomkhulu leqembu eliphikisayo, kusho ofakazi beReuters

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USall ugxeka ukuhlaselwa kwentatheli

UMengameli waseSenegal uMacky Sall ngoLwesihlanu ukugxekile ukuhlaselwa ngommese kwentatheli edumile yesifazane nomqondisi wesiteshi sikamabonakude esizimele.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iyakhula ingcindezi yokuphenya ngesibhicongo sabasePalestine

IFrance neGermany bajoyine iziphakamiso ngoLwesihlanu zokuthi kwenziwe uphenyo oluzimele ngokushona kwezinkumbi zabantu basePalestine abalindele usizo eGaza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IKhomishini Yezingxoxo yaseSenegal iphakamisa ukuthi ukhetho lubanjwe ngoNhlangulana

INational Dialogue Commission yaseSenegal izophakamisa ukuthi ukhetho lokwengamela olubambezeleke lubanjwe zi-2 kuNhlangulana futhi iphakamise ukuthi uMengameli uMacky Sall ahlale esikhundleni kuze kufungiswe ozongena esikhundleni sakhe, kusho ilungu leKhomishini uNdiawar Paye ngoLwesibili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UTshisekedi uyavuma ukuhlangana noKagame ngezingxabano empumalanga yeDRC

UMengameli waseDemocratic Republic of Congo (DRC), uFelix Tshisekedi usevumile ukuhlangana nozakwabo waseRwanda, uPaul Kagame ukuze badingide izindlela zokuxazulula ingxabano eqhubekayo empumalanga yezwe lakhe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abalimi baseFrance abathukuthele batheleka embukisweni wezolimo eParis

Iqembu labalimi baseFrance lingene embukisweni omkhulu wezolimo eParis ngoMgqibelo ngaphambi kokuvakasha okuhleliwe kukaMengameli u-Emmanuel Macron phakathi nentukuthelo yezindleko, imithetho eqinile kanye  nemithethonqubo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INigeria ihlela kabusha iminyango kaHulumeni

UHulumeni waseNigeria ugunyaze uhlelo lokuhlanganisa, ukuchithwa, kanye nokuthuthwa kwezinhlaka ezimbalwa ukuze kuthuthukiswe ukusebenza kwazo kanye nokunciphisa izindleko, kusho uNgqongqoshe Wezolwazi izolo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe ungumashikizela ashiye impi yakhe owasePalestine

UNdunankulu wasePalestine uMohammad Shtayyeh uthe ngoMsombuluko uyasula ukuze avumele ukwakhiwa kokuvumelana okubanzi phakathi kwamaPalestine ngamalungiselelo ezepolitiki kulandela impi yakwa-Israeli neHamas eGaza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-ECOWAS isusa unswinyo eNiger

Isifunda saseNtshonalanga Afrika sithe ngoMgqibelo sizokwesula unswinyo oluqinile eNiger njengoba sifuna isu elisha lokuyekisa amazwe amathathu aholwa ezombutho ekuhoxeni kule nhlangano yezepolitiki nezomnotho - okuyisinyathelo esibeka engcupheni ukuhlanganiswa kwesifunda.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ITunisia igwebe owayenguMengameli iminyaka eyisi-8

Inkantolo yaseTunisia igwebe lowo owayenguMengameli uMoncef Marzouki iminyaka eyisi-8 ebhadla ejele engekho yena enkantolo ngoLwesihlanu ngamacala okuthikameza ezokuphepha zikahulumeni kanye nokuxova abantu baseTunisia, kusho isikhulu sezobulungiswa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sizozivikela ku-Ethiopia ngechweba: uMengameli waseSomalia

UMengameli waseSomalia uHassan Sheikh Mohamud uthe izwe lakhe "lizozivikela" uma i-Ethiopia iqhubeka nesivumelwano sokumisa isizinda samasosha asolwandle esifundeni esahlubuka iSomaliland futhi ngokunokwenzeka ahloniphe le ndawo njengezwe elizimele.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-Ukraine ingase imeme iRussia kweyokuthula

I-Ukraine kanye nabalingani bayo bakwamanye amazwe bangamema iRussia engqungqutheleni yesikhathi esizayo yokuthula ukuze kuxoxwe ngokuphela kokuhlasela kweMoscow okuneminyaka emibili ubudala ngokwemibandela yeKyiv, kusho isikhulu esiphezulu sase-Ukraine ngeSonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
U-Israeli uqinisa ukuhlasela eRafah

U-Israeli ukhuphule ukuqhumisa kwamabhomu eRafah eningizimu yeGaza kwathi angaphezu kweshumi nambili amalungu omndeni owodwa abulawa ekuhlaselweni kwezomoya, kusho izakhamizi, njengoba uMnyango Wezempilo ePalestine ucekeleke phansi umemezele ukuthi bayizi-29 313 abashonile empini kuze kube manje.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ULula da Silva noBlinken ngoqhekeko lwezikhulu ngolwaseGaza

Isikhulu esiphezulu sase-USA u-Antony Blinken uhlangane noMengameli uLuiz Inacio Lula da Silva ngoLwesithathu, phakathi kwengxabano yezikhulu ngemuva kokuthi umholi waseBrazil efanise impi yakwa-Israyeli eGaza nokuqothulwa kohlanga lwamaNazi phakathi neMpi Yomhlaba Yesibili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-UN ijezisa amavukelambuso ayisithupha aseCongo

I-United Nations Security Council izolo ijezise abantu abayisithupha abavela emaqenjini amahlanu ahlomile empumalanga yeDemocratic Republic…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-USA igxeka iRwanda ngokwanda kodlame eCongo

I-USA ngoMgqibelo igxeke udlame oluqhubekayo empumalanga yeDemocratic Republic of Congo (DRC), umunwe wayo ukhomba iM23, okuyiqembu elihlomile ethe lesekelwa yiRwanda.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPapa unxusa ukuthi kuphele impi eSudan

UPapa uFrancis unxuse amaqembu alwayo eSudan ngeSonto ukuthi aqede ukungqubuzana kwezinyanga eziyishumi osekuholele ekutheni izigidi zisale dengwane futhi zikhiphe izexwayiso zendlala.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
AmaGibhithe achitha izinsolo zokubandakanyeka ekuthutheni abantu

I-Egypt iziphikile ngokuphelele izinsolo zokubamba iqhaza kunoma yiluphi uhlelo oluthinta ukuxoshwa kwabantu basePalestine eGaza Strip beyongena eSinai Peninsula, kusho abeState Information Service (SIS) bakuleliya lizwe ngoLwesihlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USall uthembisa ukubamba ukhetho maduze

UMengameli waseSenegal uMacky Sall uthe uzosithobela ngokugcwele isinqumo seNkantolo esachitha ukuhlehliswa kokhetho lukamengameli lube nguZibandlela, wathembisa ukuthi kuzoba nezingxoxo zokuhlela ukhetho ngokushesha okukhulu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uhlelo lweBritain lokukhosela eRwanda luvuse izinhlonzo

Uhlelo oluvuselelwe lweBrithani lokuthumela abafuna ukukhoseliswa eRwanda luzophuca izinkantolo amandla okucubungula izinqumo kanye nengozi yokubhekana "nomonakalo omkhulu emalungelweni abantu", kusho isikhulu samalungelo abantu e-United Nations ngoMsombuluko.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USihlalo omusha we-AU usekhethiwe

UMengameli waseMauritania uMohamed Ould Ghazouani uqokwe njengoSihlalo omusha we-African Union. Ukhetho lwenzeke eNgqungqutheleni yama-37 Yezinhloko Zemibuso Nohulumeni YeNhlangano Yamazwe ase-Afrika e-Addis Ababa, e-Ethiopia.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abe-UN bakhathazekile ngodlame lwaseDRC

UMkhandlu Wezokuphepha we-United Nations uthi ukhathazekile ngokwanda kodlame empumalanga yeDemocratic Republic of Congo. Lokhu kulandela imibiko yokuhlasela ngeSonto ekuseni esikhumulweni sezindiza iGoma International Airport.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
U-Israeli akahambisani nokuthi iPalestine ibe nobuzwe bayo

U-Israeli ngeSonto ukwenze ngokusemthethweni ukuphikisana nalokhu ebikubiza ngokuthi "ukuhlonishwa kohlangothi olulodwa" kokuzimela kwePalestine futhi yathi noma yisiphi isivumelwano esinjalo kufanele kufinyelelwe kuso ngezingxoxo eziqondile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here