UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
I-African National Congress (ANC) imvikele uNtshavheni yathi awekho amacala asemthethweni asethweswe wona.
I-African National Congress (ANC) isiphumele obala ivikela uNgqongqoshe oseHhovisi likaMengameli uKhumbudzo Ntshavheni.
UMnu uFikile Mbalula, uthe maduze uzokwazisa izigungu eziphezulu zezifundazwe ezimbili okuyiGauteng neKwaZulu-Natal ngesinqumo sokuzihlela kabusha.
Amasosha athi kubulawe abavukuzi abangekho emthethweni abayisikhombisa ngesikhathi kudutshulwana nabo
Kuze kube manje, izidumbu ezingama-87 zabavukuzi abangekho emthethweni sezikhishiwe.
IDemocratic Republic of Congo yethule uphenyo mayelana nokuxhashazwa kwemali engaphezu kwezigidi ezingama-$300 kwinkampani kahulumeni iGecamines.
IMelika isifake unswinyo namuhla kumholi weSudan, isikhulu samasosha u-Adel Fattah Al-Burhan, ngokwesaziso soMnyango wezeziMali.
Amasosha kukholakala ukuthi angamalungu eqembu elihlomile i-Boko Haram kanye neqembu elihlomile i-ISWAP.
I-DA isinxuse uhulumeni ukuthi asungule ngokushesha uphenyo ngodaba lwabavukuzi abangekho emthethweni emayini engasasetshenziswa eStilfontein eNorth West.
mehluleli eBukavu uthole abamangalelwa benecala lokushushumbisa imali, ukuthenga ngokungemthetho kanye nokutholakala nezinto ezimbiwa phansi, namanye amacala.
Lo mfelandawonye uxwayisa ngokuthi akukho emthethweni ukuthi abaqashi bakhokhele abasebenzi babo ngaphansi kwama-R27.58 ngehora.
INingizimu Afrika iphinde futhi yacela ukuqaliswa kokuthula okunobulungiswa nokuhlala njalo okuqinisekisa ukuthi amalungelo abantu basePalestine nabakwa-Israel ayavikelwa futhi ayakhuthazwa.
UChapo wanqoba okhethweni olwalungoMfumfu nyakenye.
Iqembu elibusayo eZimbabwe iZanu-PF lifuna ukwelula ihlandla likaMengameli u-Emmerson Mnangagwa lokubusa ngeminyaka emibili kuze kube ngowezi-2030.
Amalungu eKomidi lesiGungu sokuziphatha kwezobulungiswa avumelana ngazwi linye ukuthi izinsolo ezibhekene nomehlulelile omisiwe uTintswalo Makhubele ziveza ukungaziphathi kahle.
Abavukuzi abangama-26 abangekho emthethweni balandwe emgodini wemayini ongasasebenzi e-Stilfontein, eNorth West.
U-Nieuwkerk uthi kusenezinselelo ezimbalwa abaxoxisanayo okufanele babhekane nazo ukuze kufinyelelwe esivumelwaneni.
Umhlaziyi wezepolitiki, uAsanda Ngoasheng, uthi i-ANC isibhekene nenselelo yokugcina ukwesekwa ngabavoti ngemuva kwezinsolo zenkohlakalo phakathi kwamalungu ayo.
UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo uSiviwe Gwarube umemezele ukuthi izinga lokuphasa kukamatikuletsheni lowezi-2024 lingama-87.3%.
Izinyunyana zezisebenzi zikahulumeni zifuna igunya elisha kumalungu.
Abomthetho sebeqalile ukuphenya ngokuputshuka kwemiphumela kamatikuletsheni wezi-2024.
UMengameli we-African National Congress (ANC) uCyril Ramaphosa uthi bazokubeka eqhulwini ukulungisa ohulumeni basekhaya baseNingizimu Afrika.
Umhlaziyi wezepolitiki uMnu uSanusha Naidu uthe ukwesula kukaDkt Mbuyiseni Ndlozi we-EFF ePhalamende akwethusi nhlobo.
UMengameli we-ANC uMnu uCyril Ramaphosa uthi i-African National Congress (ANC) ibone ukuzimisele kakhulu kosomabhizinisi ukuyixhasa ngezimali yize leliqembu lingenzanga kahle okhethweni.