Anathi Mtaka

UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.

1377 Articles Published | Follow:
Uzophenywa uBolsonaro

INkantolo Ephakeme yaseBrazil ivumile ngoLwesihlanu ukuthi ivule uphenyo ngowayenguMengameli uJair Bolsonaro ngezinsolo zokukhuthaza imibhikisho emelene…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UKhongolose nezinselelo zentsha engasebenzi 

Esinye sezinqumo zengqungquthela yama-54 ye-African National Congress (ANC) eNasrec eGoli ngowezi-2017 kwaba wukufaka intsha ezinkampanini…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uhulumeni uyasamukela isinqumo ngoWalus

UNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uMondli Gungubele uthe iKhabhinethi liyasihlonipha isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo ngokudedelwa kukaJanusz Walus, owabulala…

Owayengumengameli ungeniswe esibhedlela

Owayengumholi eSudan  oboshiwe u-Omar al-Bashir ungeniswe esibhedlela, kusho ummeli wakhe ngeSonto. U-Hashim Abu-Bakr akacacisanga ukuthi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amasosha ahoxile endaweni yempi 

Amasosha angaphezu kwesigamu aseTigray ahoxile endaweni yempi  ngokusho komkhuzi omkhulu wamasosha, ngenyanga edlule ngemuva kwesivumelwano…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abalimi basaqhubeka nokuthwala kanzima

Abalimi basaqhubeka nokuthwala kanzima ngenxa yokushoda kukamanyolo okuhambisana nezindleko eziphezulu. Ukuqubuka kwempi phakathi kweRussia ne-Ukraine kwenyusa izindleko kubalimi  ngenxa yokukhuphuka kwamanani kamanyolo nophethiloli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inyunyana ilwisana noMengameli eTunisia

Inyunyana yabasebenzi enamandla eTunisia ihlasele izinhloso zikaMengameli zezepolitiki nezomnotho ngoMgqibelo, okuhlanganisa nokhetho lwale nyanga, yathi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amavukelambuso eDRC abeke imibandela ngezingxoxo

Iqembu lamavukelambuso eDemocratic Republic of Congo i-M23 ngoLwesihlanu lithe lifuna ukukhuluma ngqo nohulumeni ngemuva kokuthi umengameli waseCongo kanye nabanye abaholi base-Afrika besayine isivumelwano sokumisa udlame okuhloswe ngaso ukumisa ukuhlasela kwamasosha.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ISekela Mengameli ezinsolweni zenkohlakalo

Inhlangano ebhekele inkohlakalo yaseMalawi ibophe iPhini likaMengameli wezwe uSaulos Klaus Chilima ngezinsolo zokukhwabanisa kulandela uphenyo…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UKim Jong Un usamile ekutheni iNorth Korea izibophezele kwinuzi

Umholi waseNorth Korea uKim Jong Un uthe izwe lakhe lihlose ukuba namandla enuzi amakhulu kunawo wonke emhlabeni njengoba ekhuphule inqwaba yamasosha abambe iqhaza ekuthulweni kwakamuva komcibisholo omusha we-ballistic, kubika abezindaba zombuso ngeSonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UHolomisa nomyalezo onqala kumalungu e-UDM ngohulumeni

UMengameli we-United Democratic Movement (UDM), uBantu Holomisa (osesithombeni), usenxuse izithunywa engqungqutheleni yaleliqembu e-Eastern Cape ukuthi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ushweleza ebe ephebeza abathi akehle esikhundleni uNgqongqoshe

UNgqongqoshe wezeziMali eGhana uKen Ofori-Atta (osesithombeni) uthe ngoLwesihlanu “uyaxolisa kakhulu” ngobunzima bezomnotho bezwe kodwa wazivikela ezinsolo zabezomthetho zokuthi akawufanele umsebenzi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Usifumbu ubona uqhaqhazela ngezwekazi i-Afrika

UMengameli u-Emmanuel Macron usole iRussia ngokufunza inkulumo-ze emelene neFrance e-Afrika ukuze ifeze izifiso “zomhlaseli emazweni ase-Afrika anezinkathazo, lapho iFrance ike yabhekana nezingqinamba zempi kanye nokulahlekelwa ithonya kabanzi eminyakeni yamuva nje.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPelosi uzokwehlela ngezansi eSishayamthetho

UNancy Pelosi uqeda umsebenzi omude wobuholi beCongress lapho engowesifazane wokuqala osebenze esikhundleni esinamandla sikaSomlomo we-US…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ziyaqhubeka nokumbovula uMkhwebane

Inhlangano yomphakathi, i-Accountability Now, ithi ukube iPhalamende belithathela phezulu indima yalo yokwengamela kanye nokuziphendulela, obekwenzeka…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uphenyo lwenza besule belakanyana kwaPrasa

UNgqongqoshe wezokuThutha uMnu uFikile Mbalula useveze ukuthi abasebenzi abayi-1 159 kwa-PRASA basule emsebenzini kulandela isimemezelo…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ongaphansi nongaphezulu eSudan akekho ofuna ukudedela amandla

Umholi waseSudan uGeneral u-Abdel Fattah al-Burhan ukhiphe esinye isexwayiso esishubile kumaphekula nezinye izinhlangano zezepolitiki ngokugxambukela kwezempi, phakathi nezingxoxo namaqembu aphakathi nendawo ukuze akhe uhulumeni ongachemi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMabuza ukhuza ukwehlukana kwababeyibambe ehlathini

IPhini likaMengameli wezwe, uMnu uDavid Mabuza, usenxuse omakadebona bezempi ukuthi bakhulume ngazwi linye futhi bagweme…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bamangazwe ukuhoxa isigubhukane kwezikaMashaba

IFreedom Front Plus (FF Plus) ithi isinqumo se-ActionSA sokuhoxa kumfelandawonye oholwa yi-DA eKurhuleni siyisimanga. I-ActionSA…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMelika isalokhu iyizimazise njalo i-Ukraine kusukela yahlaselwa

I-Ukraine izothatha isinqumo mayelana nesikhathi nokuqukethwe kuhlaka lwezingxoxo neRussia. Lokhu kumenyezelwe nguNobhala Wezwe waseMelika u-Antony Blinken noNgqongqoshe Wezangaphandle wase-Ukraine uDmytro Kuleba Phnom Penh emuva komhlangano abawubambe ngempelasonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMaimane useqalile ukuphuma engena emphakathini

Umsunguli weBuild One South Africa (BOSA), uMmusi Maimane (osesithombeni) wethule iqembu lakhe e-Eastern Cape. Futhi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ingcindezi eKenya befuna kuhoxiswe amacala

Inkantolo yaseKenya ivumele isicelo sabashushisi bomphakathi sokuthi kuhoxiswe icala lenkohlakalo lika-7.4 billion ($60 million) elibekwe…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kufufusa isiteleka kwabasePosini yize umqashi eyihlaba inhlali

Ngasekuqaleni kwalo nyaka, uMgcinimafa wabikezela ukuthi isibalo sabasebenzi basePosini sizoncipha sisuka kwabangaphezu kuka-16 000 onyakeni wezimali ka-2021-2022 siye ngaphezudlwana kuka-10 000 ngo-2024.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umkhakha wezimayini ushayeke kwezwela emnothweni wezwe

Imininingwane yeStats SA ikhombisa ukuthi izimayini zehle ngama-4.5% unyaka nonyaka emuva kokwehla ngama-6.4% ngenyanga edlule. Isazi sezomnotho sithi lo mkhakha uthikamezeke kabi ngokwehla kwentengo yempahla, izinkinga zikagesi kanye nesiteleka sikaTransnet.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here