UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
UNobhala oMkhulu kwiCouncil for the Advancement of the South African Constitution (Casac), uLawson Naidoo uthe…...
IDemocratic Alliance (DA) ikhwele yadilika kuMengameli Cyril Ramaphosa lapho ithe sekwanda kakhulu ukusebenzisa kwakhe izimali…...
Uma kuya ngokuthi isiteleka esihlelelwa isonto elizayo sabasebenzi bakahulumeni abangaphansi kwenyunyana iPublic Servants' Association (PSA) siyaphumelela, izwe nomnotho kungashayeka kakhulu.
IPhini likaMengameli weSouth African Transport and Allied Workers Union (Satawu) uNkoketse Sepogwane uthe kuyishwa ukuthi isiteleka sakwaTransnet sizoba nomthelela omubi kwezomnotho.
Ukuchitshiyelwa kwakamuva koMthethosivivinywa Wokulingana Kwabasebenzi i-Employment Equity Amendment Bill okumanje ulinde isigxivizo sikaMemngameli uCyril Ramaphosa kuza nezinguquko ezinqala ezizolekelela osomabhizinisi abancane.
"Impi phakathi kweTaiwan neChina akuyona into abangazikhethela ukungena kuyona”, kusho uMengameli waseTaiwan uTsai Ing-wen ngoMsombuluko, njengoba ephinda egcizelela ukuzimisela kwakhe ukukhuluma neBeijing (inhlokodolobha yaseChina).
INorth Korea idubule imicibisholo emibili ye-ballistic ngokusho kweziphathimandla zamazwe angomakhelwane.
UMengameli wase-Austria u-Alexander Van der Bellen uthole ihlandla lesibili leminyaka eyisithupha eHhovisi ngokuwina amavoti angaphezu…...
UMengameli uCyril Ramaphosa kulindeleke ukuthi adlulisele umbiko ogcwele wokugwamandwa kwamandla ombuso ePhalamende kuyo lenyanga. Lokhu…...
ISouth African Communist Party (SACP) ithi uhulumeni kufanele atshale imali ekwakheni izizinda ezintsha zikagesi ukuze…...
Abantu baseCuba babhikishe emigwaqweni yaseHavana ubusuku besibili ebusuku ngoLwesihlanu ngenxa yokuqhubeka nokucinywa kukagesi ezindaweni eziningi.
Umqondisi wenkampani esebenza kwezezimayini uPower Motsileng uthe utshalomali akumele lube yimali kuphela kodwa luhlomise nabantu.
Okhulumela iPhalamende uMoloto Mothapo uthe, “Amalungiselelo okuphatha ahlanganisa ukucutshungulwa kwezinhlelo zokuxoxisana nelungu ngalinye lethimba ayaqhubeka ukuhlahla indlela yokuthi ithimba liqale umsebenzi walo.
Ozibize njengomholi wezempi eBurkina Faso uCaptain Ibrahim Traore ukwamukele ukwesula okunemibandela okuhlinzekwe nguMengameli uPaul-Henri Damiba.
IChad yamukele isinqumo esihlehlisa ukhetho lwentando yeningi ngeminyaka emibili futhi esivumele umholi wesikhashana uMahamat Idriss…...
USihlalo we-ANC kuzwelonke, uMnu uGwede Mantashe usenxuse amagatsha ukuthi axoxisane futhi acubungule abantu afisa ukubaqokela…...
UNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni uMnu uPravin Gordhan (osesithombeni) uthi u-Eskom usabhekene nezinkinga eziningi ezithinta ukukhwabanisa nokweba.
Usihlalo kazwelonke we-Action SA uMichael Beaumont ukhwele wadilika kumholi weDemocratic Alliance (DA) uJohn Steenhuisen ngakubize…...
UMnu uLéopold Sédar Senghor wazalwa ziyisi-9 kuMfumfu we-1906 wayeyimbongi yaseSenegal, usopolitiki kanye nesazi sezamasiko. Waba…...
Isikhulu sesikhashana senkampani yezokuvikela iDenel, uMichael Kgobe, uthi lenkampani iyakwazi ukumelana nezimo futhi inamandla okuqamba…...
Izishoshovu eNyuvesi yaseFort Hare e-Eastern Cape zikholelwa ekutheni iNational Development Plan (NDP) ayizifezi izidingo zazo. …...
ISpecial Investigating Unit (SIU) ithi isiyiphothulile ingxenye yokuqala yophenyo lwayo mayelana nezinsolo zenkohlakalo nokungaphathwa kahle…...
IPhalamende liphasise uMthethosivivinywa Kazwelonke Wokuchitshiyelwa Kwezemigwaqo. Lolu hlaka lomthetho kuhloswe ngalo ukunciphisa isibalo sezingozi zomgwaqo…...
Osolwa ngokuba yilungu eliphezulu leqembu le“Seleka” eCentral African Republic, uMahamat Said Abdel Kani, uwaphikile amacala…...