NgoMandulo ElaboHlanga ngaphansi kwesihloko esithi: ‘Ngubani ozoginqelwa kwinkomfa phakathi kukaMkhize noRamaphosa?’ lushicilele udaba oluphatha izinhlaka…...
Akukho ukungabaza ekutheni ipolitiki kanjalo nepolitiki yomnotho yamazwe kuyaguquka.
Bathi thambo lenyoka hlaba elimzondayo. Ngabe nomfo kaNtuli ufuna ukuziphindiselela
Kusukela ngeminyaka ye-1960 lapho amazwe ase-Afrika ayeseqala ukuthola inkululeko, kwahambisana nokuqala kwezigameko zokuqunjwa phansi kohulumeni…...
Umbuzo uthi ngabe abeSIU namaHawks bazoba nesibindi yini sokubabopha ingakafiki inkomfa Kuvamile emdlaweni kanobhutshuzwayo ukuthi…...
Phezu kophenyo osopolitiki bayasocongwa Iminwe ikhomba ubuholi bamaqembu INingizimu Afrika iyaziwa ngokuthanda ukwakha amakhomishini nezigcawu…...
Umkhokha owaqala eminyakeni eyedlule uyaqhubeka Indaba ingezikhundla nomgudu wenkece NgoLwesithathu esiphuma kuwo bekuqopheka imiyaka eli-14…...
Ukwesula kwabaphathiswa akwethusanga Abanye abayizwisisi eyokubuyisa uKhuzeni Ukukhuluma okuthi ‘usuku isikhathi eside’ kupolitiki ifakazelekile kulokhu.…...
Kabashongo lutho Amadlegwavuma ezenzela. Uphakamisa ukuba kuguqulwe isimiso sezwe Njengoba kusuke kunjalo manxa umuntu egula…...
Kudalwa wukuhhohloka kwezinhlaka nenkohlakalo enqunu Kukhonjwa emaqenjini nakoHulumeni bonke Esimweni esejwayelekile amaqembu angumthombo lapho kukhiqizwa…...
Emiphakathini ethile osopolitiki baphenduka onkulunkulwana, okuyingozi Ukukhuluma okwejwayelekile ezikhulwini zikaHulumeni nosopolitiki kuthi iNingizimu Afrika inoMthethosisekelo…
Ngokwezibalo enqobe ngazo kusobala ukuthi iDA izoba senkingeni yokuphathwa ibe iphethwe komasipala abaningi kuleli
Ngokomlando wakuleli, uNhlangulana inyanga ebalulekile kupolitiki yakuleli njengoba kusuke kukhunjulwa intsha yangowe-1976 eyayibhikishela imfundo engenalo…...
Uhambo lobuholi oluya kwaDakw’dunuse luvuse imibuzo kunezimpendulo Kungakapheli isikhathi esingangesonto kwenzenke okungejwayelekile lapho umholi weqembu…...
Njengomholi womphakathi ngabe i-ANC ithathisela nokuthi ikhuluma nini nabantu baseNingizimu Afrika? Umhla ziyisi-8 kuMasingana awukho…...