Ukungenziwa kosiko lokusoka kulo nyaka ngenxa yemvalelwakhaya sekudale ingcindezi enkulu kubazali njengoba abafana besabisa ngokuthi…...
Umbiko wakamuva ngobugebengu eNingizimu Afrika uveza ukuthi njalo emveni kwamahora amathathu kuleli kubulawa owesifazane. Yingakho…...
Uhlalele ovalweni umphakathi waseMthwalume ogwini oluseningizimu yesifundazwe iKwaZulu-Natal ngenxa yezigigaba zokutholakala kwabantu besifazane ezigangeni bebulewe…...
Nakuba izivimbamgwaqo kungenye yezindlela zokulawula ukugcaluza kwabantu emgwaqeni njengoba izwe livaliwe, kwehlukene imizwa ngazo emphakathini,…...
Izakhamuzi zaseMzinyathi eNanda, ikakhulukazi eziziphilisa ngokutshala imifino, seziveze ukukhathazeka ngezihlahla eziyingozi ezivela kwamanye amazwe. Ubungozi…...
Bahlale bedelelwa laba bantu, kuthiwe abanandaba nabantu ababalethela amapuleti emizini yabo, okungabagibeli, kodwa banendaba nemali.…...
Ubuholi baKwaZulu-Natal buyehluleka ukuphumela eshashalazini, bucacise ngekusasa leMeya kaMasipala i-Alfred Duma, eMnambithi, enyakatho ntshonalanga nesifundazwe,…...
Ngemuva nje kokuthi uMnyango Wezempilo uqinisekile ukuthi sekutholakale ukuthi kunowesilisa ohlaselwe yilesi sifo, elaboHlanga ligijime…...
Makhathaleni kuwona lo nyaka kuzokwethulwa emphakathini isibhedlela sikanokusho esiseBridge City, KwaMashu, enyakatho yeTheku esiqanjwe ngomsunguli…...
Isenzima impilo emphakathini owakhele isigodini saseNdimhlane, endaweni yaseMsebe, esifundeni saKwaMandlakazi, kwaNongoma. Sekuyophela iminyaka engama-26 iNingizimu…...
IVANGELI elishunyayelwa nsuku zaphuma lokubuyiselwa komhlaba kwaboHlanga nokuba abasezindaweni zaMakhosi bahlomule ngemisebenzi bekuzo liseyiphupho kubantu…...
Kwaqopheka umlando owawunganakwanga ukuba ungabhalwa encwadini ngabaningi ngisengumfundi ngeminyaka yowe-1970. Kwakunomama uMaNdlela kaNomusa ‘uNo’ Khanyile…...
Isihabasheki sembokodo yoMkhonto Wesizwe saseSobantu eMgungundlovu esayibamba emzabalazweni wokukhulula uwoHlanga emaketangweni engcindezelo, sesiqale omunye umzabalazo.…...
INDAWO i-Adams Mission iyinoni kulezi zinsuku ngokuba nodedangendlale womhlaba abantu abakwazi ukuwuthenga bakhe izithabathaba zemizi…...
INKINGA yokushoda kwamanzi ekhungethe iNingizimu Afrika isigadle kwezwela nasemphakathini waseMaqongqo ngaphansi kukaWadi 1 njengoba…...
EMVENI kokuba uMasipala i-Ethekwini umemezele uhlelo olusha lokwakhiwa kwezindlu kuzona zonke izindawo ezilakhele ukuze…...
SEKUYOPHELA unyaka wesikhombisa owesilisa wasoBuka, eMelmoth oyimpumputhe ohlala yedwana efukwini elingenaphahla ngenxa yenkohlakalo ethinta…...
UKHALA ngokungahlonishwa kwegama lengqalabutho yomzabalazo uMnu uMoses “Madevu” Mabhida umphakathi waseSlangspruit naseDenmark eMgungundlovu ovale…...
NAKUBA iNingizimu Afrika inomlando ongemuhle ngemithetho eyayicindezela abesifazane ezindabeni ezithinta ukwabiwa komhlaba njengemithetho yesintu…...
Sekubulawe abantu abevile kuma-20 kusuka ngonyaka odlule abanye besemakhaya EMUVA kwezigameko eziningi zodlame…...
NGAPHAMBI kokhetho lukazwelonke oluzobanjwa ngoLwesithathu oluzayo imiphakathi eminingi eNingizimu Afrika iphenduke inkundla yemibhikisho yezidingo ebinodlame…...
NGITHI ake ngiphawule kwelakho ngokuqwashisa umphakathi kanye noHulumeni ngamaqola aqola umhlabathi wabantu abasuke bebuyiselwa wona.…...
KUZE kube imanje udaba okuyilo olusematheni olomhlaba ukuthi ubuyele kwaboHlanga. Inkinga ekhona eyokuthi asikabonakali isixazululo…...
NJENGOBA zisondela izinsuku zokhetho nomphakathi awuzibekile phansi ngemibhikisho yezidingo ezindaweni ezakhele uMgungundlovu. Ngeledlule umphakathi wase-14…...