UMengameli uJoe Biden nePhini lakhe uKamala Harris (osesithombeni) ngoLwesihlanu banxuse abantu base-USA ukuthi bathole ukugomela…...
Amabutho athembekile kumkhuzi wamasosha waseLibya ozinze empumalanga uKhalifa Haftar avale umngcele ne-Algeria, lokhu kuvele ngeSonto,…...
Isazi esiphakeme saseChina sithe i-USA kumele ibe seqhulwini esigabeni esilandelayo sokuphenya ngemvelaphi yokhuvethe ngemuva kokuthi…...
Usosayensi odumile owenza imigomo yaseChina useveze ukuthi umgomo oqondene nohlobo lwegciwane elatholwa eNingizimu Afrika kuqala…...
UNobhala Jikelele we-United Nations u-Antonio Guterres uqokelwe ihlandla lesibili leminyaka emihlanu ngoLwesihlanu ngesonto eledlule ngamalungu…...
Uhulumeni waseSpain ukhiphe ngoshwele abaholi abayisishiyagalolunye baseCatalonia ababoshwe ngowezi-2017 ngemizamo yokuhlubula lesisifunda sibe yizwe elizimele.…...
NgoLwesibili amakhulu abantu bakwa-Israel bamashele empulanganga yeJerusalem bephikisana ngabakubona ngokufunzwa ngenkani amaSulumane kulandela ukunqanyulwa kombuso…...
Kusukela ngezimpi zombango ne-Israel, ukuvikela uHulumeni waseSyria, ukuqhuma kwamabhomu nokuxokozela kwasekhaya abaseLebanon babheke umbutho wezempi…...
Izibhedlela enhlokodolobha yaseDemocratic Republic of Congo iKinshasa “zikhungathekile” ngokwanda kwabantu abahaqwe ukhuvethe, kusho uMengameli uFelix…...
UMnyango Wezobudlelwano Namazwe Omhlaba uthi uphenya amanxusa amaningi eNingizimu Afrika ngokuphula amalungelo awo okuba ngamanxusa.LoMnyango…...
Ngeviki eledlule bekunezinkulumo ezithi uSomlomo weSishayamthetho uYariv Levin ophinde abe yilungu leLikud uzosebenzise amandla akhe…...
Liphinde lamlahla olwamacala empi uRatko Mladic. UMladic wayengumholi wamasosha eBalkan ngesikhathi kuqubuka impi yobuhlanga phakathi…...
Zimbili izinto ezimqoka ezenzeka kuleli lizwe. Okokuqala ukhetho lobuholi obusha kuzwelonke okuzoqalwa ukuvotwa zili-18 kule…...
IChina isigxeke i-USA ngokusebenzisa imidlalo ye-Olympics ukufeza izinhloso zezepolitiki, nokuyinto leli lizwe elithi izogcina ilimaza…...
Uhwebo phakathi kweChina kanye namazwe aseNtshonalanga libonakala luqhubekile nokukhula kulezi zinyanga ezinhlanu zokuqala zowezi-2021 yize…...
Umthetho olwa nonswinyo uphasiswe iSishayamthetho sezwe iNational People’s Congress kuleli sonto, kanti kulindeleke ukuthi uvikele…...
Umholi weqembu lamasosha aseNigeria iBoko Haram ushonile, kusho iqembu eliphikisayo esiqophamazwini esisabalele ezinkundleni zokuxhumana. Umholi…...
Ukuthula bekungekho ezindaweni eziningi e-Afrika. Abaholi bangaphambilini nabaholi bamanje bonke babephakamisa ukuthi kube nokuthula nokuthuliswa…...
Leli lizwe kuvela ukuthi lingaqala ukukhiqiza imishanguzo yokhuvethe ngonyaka ozayo ngaphansi kwesivumelwano neqembu laseBelgium leBiotech…...
Ngezimpelasonto uMengameli wase-Egypt u-Abdel Fattah al-Sisi, uvame ukuhamba nezimoto zakhe ayiswe lapho kwakhiwa khona imigwaqo…...
UNdunankulu wakwa-Israel uBenjamin Netanyahu (osesithombeni) ufunga uyagomela ukuthi iHamas izojeza kulandela ukuhlaselana okuqale ngesonto eledlule.…...
NgoLwesibili uMengameli waseFrance u-Emmanuel Macron ubenengqungquthela yokufukula umnotho nabaholi base-Afrika. Kule ngqungquthela bekukhona abaholi base-Afrika…...
UMengameli waseTanzania, uSamia Suluhu Hassan, ugcizelele ukubaluleka kwezifonyo ekulweni nokhuvethe okube yisimemezelo esibe ukugudluka kwezinye…...
I-European Commission isinxenxe i-United States nabanye abakhiqizi bomuthi wokugoma abaphambili ukuthi bathumele yonke imithi abayikhiqizayo…...