Ukuziphatha ngendlela ephambene nezimiso zomphakathi kanye nomthetho kuthathwa njengobugebengu. Abantu abenza ubugebengu bangashushiswa enkantolo futhi…
Ukufa yinto esingafuni ukuyicabanga noma ukukhuluma ngayo futhi abantu abaningi abasakunaki ngisho ukuhlela ukuthi kuzokwenzekani…
Lapho abathandanayo beshada, inhloso yabo ukuhlala beshadile kuze kube sekufeni. Ngeshwa, akusiyo yonke imishado ehlala…
NgoLwesithathu olwedlule i-United Nations General Assembly (UNGA) okungenye yezinhlaka ezibalulekile kakhulu ze-UN ngoba wonke amazwe…
Ukuhlala ndawonye nomlingani wakho ningashadile, kwakuyinto engathandeki futhi engamukeleki emphakathini. Njengoba isikhathi siqhubeka, izidingo zomphakathi…
Asikho isifundazwe ezwenikazi i-Afrika esesaziwa njengesiyi ‘nkambu yamasosha’ ukwedlula iMpumalanga yeDRC. Selokhu kwathi nhlo, ikakhulukazi…
Asiyivale inyanga yothando ngothando lweqiniso. Yebo inyanga yothando kuningi esingakusho ngayo noma angithi ngothando. Abanye…
Sisekuyo inyanga yothando nina boHlanga Njengoba nganginithembisile ukuth sizokhuluma ngoSection 7 kanye nohlelo lokunakekelwa kwengane,…
Intaka ibekelwe amazolo kwiNhlokodolobha yase Ethiopia i-Addis Ababa kule mpelasonto lapho kulindeleke ukuba i-African Union…
Sonke siyazi ukuthi uNhlolanja inyanga yothando futhi ukuba sothandweni into enhle. Uma sibuka ukuba sebudlelwaneni…
Uhulumeni wakithi wayihumusha ngokungeyikho imigomo yeNhlangano yeZizwe ngowe-2007 uthi kwakusho ukuthi kufanele kuqedwe ngemijondolo.
Nina boHlanga siyabonga ukubona ukuthi niyithakasele lengosi yethu. Indaba isenamalungelo engane. Asike sibuke ukuthi ingabe…
KuNdasa nonyaka kuzobanjwa ingqungquthela yeNhlangano ebizwa ngePan-African Network Conference on Fighting Illicit Financial Flows in…
Sekuyinsakavukela kuhle komchilo wesidwaba ukuthi oHulumeni bamazwe anobudlelwano ikakhulukazi obufaka ezokuphepha babenezinhlelo ezimisiwe lapho ezempi…
Nina boHlanga siyayibona ukuthi lengosi yethu isuse izinkulumo ezinthinta imizwa yethu impela, ngoba abesilisa bona…