Anathi Mtaka

UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.

1377 Articles Published | Follow:
UPutin ushayelele isipikili esibophezela amasosha

Lesi sinqumo, sibophezela noma ngubani owenza umsebenzi egameni lezempi ukuthi afunge isifungo sokwethembeka eRussia.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukulethwa koMhlanga eSigodlweni eNyokeni

Izintombi zithutheleka esigodlweni seNgonyama ngoLwesihlanu uMkhosi WoMhlanga uzoba ngakusasa. Ekufikeni kwezintombi ngoLwesihlanu, abaNtwana baseNdlunkulu, abasuke…

UMantashe uzithele ngehlazo ephawula ngogesi

UNgqongqoshe wezaMandla uGwede Mantashe uvumile ukuthi izwe liyaphuza ukuxazulula izinkinga zokuphehla ugesi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bathumela umyalezo ojulile ngomkhankaso

UMnyango Wezokuvikela eTaiwan ukugxeke kakhulu lokhu kuzivocavoca, wathi uzothumela amabutho afanele ukuphendula.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Imbokodo kwezokwakha isalila ngokukhwezwa kwamadoda

Abesifazane abayingxenye yezokwakha eNorthern Cape bathi bacindezelekile embonini egcwele abesilisa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akubonakali kuzoba nozinzo maduze eNiger

Abasekeli beqembu elibusayo laseNiger baphoqeleke ukuthi bamise ukubalwa kwabantu abazimisele ngokuvolontiya ukuze bavikele noma babhekane nokungenelela okungase kube khona kwemibuso yaseNtshonalanga Afrika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umgawuli wemithi emikhulu emincane iyaziwela

Bayede News 25-31 August 2023.indd Amagama akhe aphelele nguVladimir Vladimirovich Putin. Sekuvele imibiko yokuthi umholi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IKwaZulu-Natal ithi soze yajijinyezwa yiGauteng ngoMashatile

USihlalo we-African National Congress (ANC) KwaZulu-Natal, uMnu uSiboniso Duma, uthe ngeke baphoqwe ngezinye izifundazwe ukuthi beseke uMnu uPaul Mashatile esikhundleni sokuba yiphini likamengameli. Lokhu kuvele njengoba i-ANC ilungiselela ingqungquthela yayo yama-55 eNasrec eGoli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMashatile nomyalezo onqala wezomnotho entsheni yakuleli

IPhini likaMengameli uMnu uPaul Mashatile uzwakalise ukukhathazeka kukahulumeni ngezinga lokukhula komnotho wezwe, wathi intsha iphakathi kwalabo abathinteka kabi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izwi elankeneneza ngezikhathi zobunzima

UMama uZenzile Miriam Makeba wazalwa zi-4 kuNdasa zingama-1932, wabizwa ngokuthi uMama Afrika, wayengumculi waseNingizimu Afrika,…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Banengwa iJunta eNiger

I-United Nations isichaze ngokuthi “sikhathaza kakhulu” isinqumo sebutho lezempi iJunta elibusa iNiger sokumangalela uMengameli owachithwa…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Phezu kwemizamo yamazwe isabambene ngezihluthu

I-Russia ihlasele ngezomoya izifunda ezimbili ezisentshonalanga ye-Ukraine ezisemngceleni wePoland nezinye izindawo ngoLwesibili, kwashona abantu abathathu…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abasemalokishini bayala ukushiywa ngaphandle kuBRICS

I-Township Economic Commission of South Africa ibe nengxoxo eSoweto lapho ithi ifuna ukuba yingxenye yeBRICS…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inqabakutholwa ezosimamisa amabhizinisi embokodo ezwenikazi

Amabhizinisi aphethwe ngabantu besifazane anxuswe ukuthi asebenzise amathuba amakhulu alethwe yisivumelwano se-African Free Trade Area.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isigwagwagwa sesiphenduke ingxenye yempilo eLibya

Amaqembu ahlomile anamandla enhlokodolobha yaseLibya alwe ezifundeni eziningi ngobusuku obubodwa futhi ngoLwesibili ekuseni odlameni olubi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Zimkhalele uKhan

Amaphoyisa abophe owayenguNdunankulu wasePakistan u-Imran Khan eLahore ngoMgqibelo ngemuva kokuba inkantolo imgwebe iminyaka emithathu ebhadla…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
AbaseHaiti bathi sebekhathele amaqembu ezigebengu

Kube nokushuba kwesimo enhlokodolobha yaseHaiti, iPort-au-Prince ngoMsombuluko, njengoba izinkulungwane zababhikishi zingena emigwaqweni zikhuluma ngodlame lwamaqembu ezigelekeqe ezweni, oluholele ekutheni ngeledlule kushone iphoyisa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuvuka ukukhuluma okudala kuKhongolose namaKhomanisi

ISouth African Communist Party (SACP) inxuse i-African National Congress (ANC) ukuthi ixhumane  namadlelandawonye ayo uma…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamokgopa akalilahlile ithemba ngozinzo kugesi

UNgqongqoshe kagesi uKgosientsho Ramokgopa uthe uhulumeni usethubeni elihle lokufeza izethembiso azenza mayelana nohlelo lezwe lwezamandla. Ekhuluma ePitoli ethula umbiko wakhe wamasonto onke kwabezindaba mayelana nesimo segridi kazwelonke ngenxa yenkinga kagesi ezweni, uRamokgopa uthe ungaphezu kwama-50% womsebenzi womnyango wakhe uphelele noma uhamba ngendlela.

U-Eskom awuyigqizi qakala inkohlakalo yize exwayiswa ngokwenzekayo: Mmushi

Owayeyimeneja yophenyo lobunhloli kwa-Eskom uNkk uDorothy Mmushi usole inkampani ngokwehluleka ukumvikela nokumeseka ngemuva kwezinsolo zokuthi wasatshiswa ngokubulawa okusolwa ukuthi kwenziwa izinkabi. UMmushi oseshiyile kule nkampani, uveze lukhulu mayelana nezinsolo ezidlangile zenkohlakalo elahlekise lenkampani izigidi zamarandi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukudlondlobala kwamaspaza kuqwebule amehlo izitolo ezinkulu

Ukukhula kwezitolo zasemalokishini ezaziwa ngama-spaza kuzo zonke izigodi nasemalokishini sekuqala ukuqashelwa abakhiqizi abakhulu bezimpahla ezithengwayo. Le makethe engakahleleki isize imikhiqizo eminingi ebingaziwa phambilini ukuthi ithole isabelo semakethe emalokishini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isabambene ngezihluthu empini engenamkhawulo

Isikhulu sase-Ethiopia sisole amasosha esifundeni sase-Amhara ngokufuna ukuketula uhulumeni wesifunda kanye nohulumeni kazwelonke kulandela izinsuku zokulwa okuholele ekutheni iziphathimandla zimemezele isimo esiphuthumayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kunegebe elikhulu kumaholo abasebenzi: umcwaningi

Bangaphezu kwamashumi ayisikhombisa abantu abadala abasebenzayo nabenza amaphesenti ayishumi kuphela emali okushintshwana ngayo ezweni lonke. Lokhu kungokocwaningo olwenziwe yi-Bureau of Market Research ngezilinganiso zeholo lomuntu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Odle umbuso ngejozi eNiger ubapheke ngebhodwe elincane

Lowo ozibize njengomholi omusha waseNiger ngoLwesithathu uthe izikhulu ngeke zithobele ingcindezi yokuthi abuyisele uMengameli owaketulwa uMohamed Bazoum, eqinisa ukungezwani ne-bloc yaseNtshonalanga Afrika esesabise ngokungenelela ngemuva kokuketulwa kombuso ngesonto eledlule.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here