UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
UNobhala-Jikelele weNhlangano Yezizwe u-Antonio Guterres ngeSonto ukhiphe isikhumbuzo sokuthi izenzo zokuphindisela ezibandakanya ukusetshenziswa kwamandla zivinjelwe…...
UMengameli uCyril Ramaphosa uthe iNingizimu Afrika yaqale yaxwayisa ngokuthi uma ingasingathwa ngendlela impi phakathi kuka-Israeli neHamas izokhula ibe yimpi yesifunda.
U-O.J. USimpson, isihlabani se-American Football kanye nomlingisi owakhululwa ecaleni elavusa amadlingozi ngowe-1995 lokubulala unkosikazi wakhe…
Umholi waseNorth Korea uKim Jong Un uthe izimo zomhlaba ezingazinzile ezizungeze izwe lakhe zisho ukuthi…...
Amadodana amathathu omholi weHamas u-Ismail Haniyeh abulawe ekuhlaseleni ngezomoya kwa-Israeli eGaza Strip ngoLwesithathu, kusho leli…...
Inkinga yokuthumba enyakatho yeNigeria ilahlekisela amantombazane imfundo njengoba abazali bekhetha ukuphepha kunesikole.
Amasosha akwa-Israel abulale amadodana amathathu omholi weHamas u-Ismail Haniyeh ekuhlaeleni kwezomoya eGaza ngaphandle kokubonisana nabakhuzi…...
U-Israeli awukahlinzeki ngencazelo egculisayo ngokushona kwezisebenzi zosizo eziyisikhombisa ngesonto eledlule, kusho uNdunankulu u-Anthony Albanese.
UMengameli waseRwanda uPaul Kagame ekhuluma nabezindaba eKigali uthe izwe ligxile ekuzithuthukiseni.
INkantolo YoMthethosisekelo yase-Uganda inqabile ukusula noma ukumisa umthetho omelene nabathandana nobulili obubodwa.
Isibalo sabantu abalimele ekuzamazameni komhlaba okube yisi-7.4 kwezingakuzamazama empumalanga yeTaiwan senyuke sadlula enkulungwaneni izolo.
Kubukeka iqembu elibusayo i-African National Congress (ANC) lizobhekana nenye inkinga njengoba kuyiwa okhethweni.
UNdunankulu omusha waseSenegal u-Ousmane Sonko ungusopolitiki ovutha engabaselwe.
UNgqongqoshe Wezangaphandle eCanada uMelanie Joly ucele ukuthi kwenziwe uphenyo olugcwele mayelana nokubulawa kwezisebenzi zosizo eGaza
Ilungu leKhabhinethi yezempi yakwa-Israel uBenny Gantz licele ukuthi kube nokhetho lukazwelonke ngoMandulo.
Indawo okuhlala kuyo uNdunankulu waseLibya u-Abdulhamid al-Dbeibah ihlaselwe ngamabhomu ngeSonto esigamekweni esingashiyanga muntu eshonile.
Amaqembu ezepolitiki eMali acele ukuthi kubekwe isikhathi sokhetho lukamengameli ngemuva kokuthi iqembu elibusayo lihlulekile.
Lowo omele iqembu eliphikisayo futhi oseke waboshwa eSenegal, uBassirou Diomaye Faye, ufungisiwe izolo njengoMengameli wesihlanu kuleli lizwe.
Izinhlangano zabokufika cishe ezingama-500 kanye nezinhlangano zamalungelo abantu zisayine incwadi enxusa uHulumeni wase-USA ukuba umise ukubuyiselwa kwabantu emakubo baseHaiti.
IRussia ayinawo amasu kunoma yiliphi izwe le-NATO futhi ngeke lihlasele iPoland, amazwe aseBaltic noma iCzech Republic.
ISikhulu Sezokuvikela eNigeria, uChris Musa, izolo sithe amasosha anikezwa ulwazi olungelona yizimpimpi, okuthikameza impi ebhekene…...
UMkhandlu Womthethosisekelo waseChad ngeSonto ugunyaze abantu abayishumi abazongenela ukhetho lukamengameli olulindelwe ngabomvu kulo nyaka.
Izwe iRussia lehlisele phansi amafulegi ngosuku lokuzila futhi labeka amacala amadoda amane ewasola ngokubulala inqwaba yabantu ekhonsathini engaphandle kwaseMoscow ngoLwesihlanu ebusuku esigamekweni esibulale abantu abaningi eRussia osekuyiminyaka engamashumi amabili.
UMengameli wase-Ukraine uVolodymyr Zelenskiy unxuse abaholi bomhlaba ngoLwesithathu ukuthi benze umyalelo wamazwe ngamazwe osekelwe emithethweni "uphinde usebenze" ngokumelana nokusebenzisa amandla kweRussia.