U-Q.J. Simpson usedlulile kwelimagade
by Anathi Mtaka
April 12, 2024
Anathi Mtaka
UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
U-O.J. USimpson, isihlabani se-American Football kanye nomlingisi owakhululwa ecaleni elavusa amadlingozi ngowe-1995 lokubulala unkosikazi wakhe wangaphambilini kodwa watholwa enecala ngokufa kwakhe ecaleni lomphakathi futhi kamuva waboshelwa ukuphanga ehlomile nokuthumba, ushone eneminyaka engama-76.
