Amanye amadoda awakuthandi ukudla kwamakopi, athanda okuphekwe yinkosikazi yomuzi, ngoba aganelwa lokho phela ukuba atatanyiswe…
Zisha zingqongqe izimbiza eziko. Uyokuzwa ngomngqongqo wokunuka kwephalishi. Lisha njalo selikhipha amalangabi aluhlaza kuhle okwesikelemu…
Cha, lomame wayenethemba impela, noma ayewina kancane nje eluza kancane, kodwa ithemba wayenalo lokuthi linye…
Lapha-ke lona obhejela amahhashi ngoba engathwele isisindo esisinda kakhulu kunamanye, nobhejela amahhashi ngoba egitshelwe ngojoki…
Bakhona abangawuzwisisi bethi udla imali, kubhala uMuntu Xulu. Lo mdlalo ungomunye phakathi kwayo yonke imidlalo…
Mina ngibona ukuthi munye kuphela umuntu ongakwenza ukuba ube nenhlanhla noma ube nebhadi. Munye kuphela…
Imidlalo yimidlalo uma isadlalwa kahle, uchuku lungakaveli. Ekudlalweni kwemidlalo, noma kungaze kube yiwuphi owaziyo, ungakhohlwa…...
Kunezizathu eziningi ezenza unyawo lugqokiswe, kubhala uMuntu Xulu.
Izicathulo! Yebo, izicathulo. Ngisho izicathulo ezigqokwa kumbe ezifakwa ezinyaweni. Angisho izicathulo okuphuzwa ngazo, lezi okuthungwa…
lnyoni yalapha ngegabisa ngamabala. Kungezinkulu nezincane. Kusukela enqeni nokhozi, ingududu, ingwababane emnyama nengwababane emseka, unogolantethe,…
Nezikhundla ezithile ezisesontweni okwakungeziphethwe ngabesilisa, sezigcwaliswe ngabesifazane manje. Sekukhona abaBonisi-abaDala phela, namaDiyakoni. Uthini-ke ngokungcwaba abafileyo?…...
Amabhulukwe sekwaba yinto ejwayelekile nakwabesimame, kubhala uMuntu Xulu.
Uthini-ke ngalana aqala ngesiqalo sika“Maso-”, okungamagama afundwa ohlelweni lwesiZulu, ukuthi ibizo nebizo linesiqalo, njengelikaMasogobokazi, uMasotshitshi,…
Ukwetha into igama ezokwaziwa ngalo, kwaqala mhlazane uMvelinqangi ayedala izulu nomhlaba. Yena owaVela Kuqala, kuthiwa…
Wena weNdlovu Wena weNdlovu Bayede! Bayede! ILembe eleq’ a many’ amalembe, UDlungwane kaNdaba; Odlung’ emanxulumeni,…
Lasho iculo kumbe yona ingoma yezinsizwa zesiCathamiya zikaCothoza Mfana, ezishaya ingomabusuku, isikhwelajo, ezazizibiza ngokuthi ziyiMpembeni…
Wake waya yini eKibhithawini, wafika wabona izinhlobo zamatafula akhona? Amatafula emvelo namatafula okwenziwa? Kumatafula emvelo,…
Nasendulo abantu babekhathazwa yilesi sitha abasifuye emlonyeni. Nanamuhla abantu basakhathazwa yiso. Amazinyo adalelwa umsebenzi omkhulu…
Zazikhona izimayini kwaZulu. Lezi zimayini kwakungezokuqala kwaZulu. Zembiwa iGoli lingakabibikho. Kwakungakaphushwa nakuphushwa nangezimayini zaseWitwatersrand zegolide,…
ULizzie umkami uyamangalisa. Uyathanda ukufunda. Uthanda ukufunda amaphephandaba. Uthanda ukufunda izincwajana zenkolo. Ikakhulukazi uthanda ukufunda…