UMnu uXaba ungumsunguli we-Adamopix. Uyilulungu leBhodi yenkampani eklelisiwe kuJSE iCorwil Ltd.
okucaciswa yilesi sivumelwano, udaba olulokhu luyinzukayikeyi lwezokumbiwa phansi. Kuzokhumbuleka ukuthi cishe wonke amazwe ase-Afrika zonke izinto ezimbiwa phansi, ayazithatha zingahluziwe zinjalo, aziyise phesheya kwezilwandle ziyohluzwa khona qede zibuye lapha sezimba eqolo.
Kule nyanga uNhlaba sizobe sibheka umnotho wezwekazi i-Afrika. Le nyanga eyaqoshwa emlandweni we-Afrika njengenyanga yokugubha…...
INingizimu Afrika beyigubha iminyaka engama 27 yathola inkululeko. Namuhla sibheka ngamafuphi le nkululeko esigabeni sezomnotho. …...
Kunomlilo osekulokhu ufufusa kuleli, okungathi nxa ungaqaphelisiswa buchitheke bugayiwe phakathi komAfrika nomAfrika. Ukwanda kwezinsolo ezithi…...
Kule nyanga eyaziwa ngeyenkululeko kwelaseNingizimu Afrika, sibheka udaba loguquko kwezomnotho. Mhla zingama-27 kuMbasa kunyaka wezi-2021…...
Yize kusaqhubeka ukulwela udaba lokubuyiswa komhlaba waboHlanga usuka kubadeshi, kukhona udaba okumele malulungiswe kulabo asebevele…...
Ngalesi sikhathi lapho uZulu, iNingizimu Afrika namazwe amaningi begobodisile, bezilele oMdala wethu, iSILO SamaBandla, uNomthebe…...
Nokusebenzisa izindlela zobuchwepheshe kube nomthelela omuhle ekwandiseni imisebenzi UMengameli wezwe, uMnu uCyril Ramaphosa, njalo ngokuqala…...
Sisazolokhu siqhubeka sibheka ukuthuthuka kwe-Afrika esigabeni sezomnotho. Kuleli viki, mhla zilishumi kuMbasa, iSekela liNgqongqoshe eMnyangweni…...
Mhla zingama-31 kuNdasa bekuphela unyaka wezimali wezi-2020/21 ehhovisi elibhekelele ukuqoqwa kwezimali zentela eNingizimu Afrika, i-South…...
Umgqigqo ngesivumelwano sokuhwebelana samazwe ezwekazi i-Afrika selokhu uqhubeke njalo. Kuzokhumbuleka ukuthi sike sabhala ngalesi sivumelwano…...
Kodwa bazimisele ukwamukela abesilisa ukutshala imali Kwakungowezi-2011 lapho owesifazane owabe eneminyaka engama-24 nje vo aqala…...
Namuhla lapho uZulu, iNingizimu Afrika namazwe amaningi begobodisile, bezilele oMdala wethu, iSILO Samabandla, uNomthebe wesizwe…...
Ukuqala kweviki kulethele leli izindaba ezimbi ngezomnotho. Lowo ongumphathi weStatsSA okuwumnyango obhekelele ukubalwa kwabantu nezinkomba…...
Ayizange idikibaliswe wukugqoza kwamathuba kepha yazikhandla yasebenza Igama lakhe nguNokukhanya Nxumalo. Le ntokazi esencane izalwa…...
Izakhamuzi zakulezi zindawo ikakhulukazi abesifazane seziqalile ukuhlomula kulesi sithelo ngamathuba omsebenzi nangemali yokuziphilisa Namuhla…...
Lesi esinye sezihlahla ezizimilelayo lapha eNingizimu Afrika. Ngaphambili sike sabhala ngezinye zezihlahla ezimndeni munye nalesi,…...
Selokhu inhlangano ebusayo ithathe ihlandla lesithupha umbuso, kunento ebonakala ifufusa, futhi kamumva nje iyagalawela. Lokhu…...
NgoLwesithathu mhla zingama-24 kuNdasa uNgqongqoshe Wezezimali, uMnu uTito Mboweni ubeke isethulomali ezweni. Bekuyisethulomali sonyaka lesi…...
Ukuqokwa kokuqala ngqa komAfrika futhi nokungowesifazane woHlanga ukuthi abe nguMqondisi Jikelele wenhlangano yezizwe kwezokuhwebelana iWorld…...
Izinyosi yizilwanyana ezincane kepha ezibaluleke kakhulu emvelweni. Ngokombiko weNorton Rose Fullbright, esisodwa kwezintathu izitshalo kumbe…...
Njengemvula efika kungazelele muntu, unyaka wezi-2020 utheleke nesigemegeme esikhulukazi sokhuvethe. Ukhuvethe lolu lunise okwemvula maqede…...
Izigameko ezenzeka kamuva emhlabeni wonke jikelele zibonakala zingabikezelanga. Namuhla sibona isifo esingumbhedukane sesidlangile sasabalala namazwe…...
Njalo nxa kunenkinga esuke ibhekene nezwe, kuyaye kumele kubhekwe izindlela ezintsha zokusebenza ukuze kuvele izixazululo…...