I-ANC Youth League (ANCYL) esifundazweni iKwaZulu-Natal ibona indaba yoHulumeni wobumbano esifundazweni (GPU) kuyinto efile.
IDemocratic Alliance (DA) isiveze ukuthi ifuna izeluleko zomthetho mayelana nokuqhubeka nokubamba iqhaza kwelungu layo, uDianne…...
Bafisa sinabele nakwezinye izindawo isiteleka sabo abasebenzi abangabashayeli bezithuthuthu zenkampani engaphansi kwesitolokazi esikhulu iShoprite eyaziwa ngeSixty 60.
Ukube iToyota Fortuner ingumuntu ngabe izincinza inqulu ngokungena esitebeleni esimqoka.
UMengameli uBiya oneminyaka engama-92 ubanga nabasebancane.
Kuvele igama likaSiphephelo "Yaya" Sithole kubadlali abangama-23 ababizwe eqenjini leBafana Bafana.
Kukhona abathi lesinqumo singadala ukudideka isiqiwi sihlehlelwe zikhuni.
UMnu uMthethwa, wedlule emhlabeni ngoLwesibili eParis, eFrance, lapho abetshalwe khona nguMengameli walapha eNingizimu Africa.
Lo mdlalo ophakathi kwalamaqembu uzobanjelwa eChatsworth Stadium, kulindele uqale ngele-19:00 kusihlwa.
UDidiza uthe isiShayamthetho sikazwelonke asikaze sigweme ukumela izimfuno zezwe ezingeni lomhlaba.
Kusolwa ukuthi unkosikazi kalowo owayenguNgqongqoshe wamaPhoyisa ubike ukuthi ulahlekile ngoMsombuluko kusihlwa.
Udadewabo kaMnu uMabuza uthe isikhathi sokuthi bakhumelane umlotha ngombango wefa likamfowabo sesiphelile.
Ucwaningo lwakamuva olwenziwe uSolwazi uSteven Taylor luveza ukuthi izingane zamantombazane zibamba kalula esikoleni kunezabafana.
Kwakungeyona imali kuphela eyayihamba phambili, kukhona nowaphiwa Impala.
Olwabokufika lusematheni kulezinsuku namaqembu ezepolitiki asebenzisa lona ukuzuza abavoti.
U-Erdogan uncome "imizamo nobuholi" bukaMongameli waseMelika ukuqeda impi eGaza.
Ubexinwa ngeminyaka yakhe kuyona yonke imikhankaso abeyenza.
Kube nesibalo esiphezulu sezokuvikela ngoMsombuluko kusihlwa kuvimbe imibhikisho eholwa yintsha emadolobheni amaningi aseMoroccan, lapho intsha…...
IDemocratic Alliance (DA) eGauteng ithi izoziqapha ngeso lokhozi izincomo eziqhamuke kumbiko weSpecial Investigating Unit.
Kulahleke imali eyizigidigidi ezi-2 ngenxa yokungalandelwa kwemthetho yamathenda kanye nokukhwabanisa eTembisa Hospital.
Imidlalo ebiqala nonyaka ukubizwa nge-Dr BV Mthethwa Mayoral Tournament iqale ngoLwesihlanu kwaze kwaba iSonto.
ISpecial Investigating Unit (SIU) izokhipha umbiko wayo wesikhashana mayelana nezinsolo zenkohlakalo yezigidi zamarandi esibhedlela saseTembisa.
Inhloko yophiko lwezobuNhloli uDumisani Khumalo uzokwethula ubufakazi kwiKhomishini kaMadlanga ePitoli namuhla.
Iyasuka iyahlala kusasa ngoMgqibelo imidlalo yeNdebe YoMhlaba yabesilisa abaneminyaka engaphansi kweminyaka engama-20.