Imibhikisho yentsha eKenya ishiye umlotha eNairobi
by Anathi Mtaka
June 27, 2025
Anathi Mtaka
UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
Izakhiwo ezishisiwe bezishunqa abanikazi bezitolo bekhuculula imfucumfucu eshile enkabeni yeNairobi izolo , ngemuva kokuphangwa nokushiswa kwempahla ebusuku kulandela imibhikisho yentsha lapho inhlangano yamalungelo i-Amnesty Kenya eveze ukuthi kwabulawa abantu abali-16.
