Iziteshi zikagesi zimile zingasebenzi selokhu zayekiswa ukusebenza ngowezi-2013, kanti imali engaphezu kwezigidi ezi-R300 isetshenziswa minyaka yonke ekuhlinzekeni iziteshi.
Lolu daba luzolethwa eNkantolo eNkulu yasePitoli njengoba iDA ifuna usizo lwezomthetho mayelana nokwenyuka kwamanani kagesi
Isigaba samashumi amabili nantathu nesigatshana sokuqala (23(1)) esitholakala phansi koMthethosisekelo sivikela ilungelo lawo wonke umuntu lokuthi asebenze ngaphansi kwezimo ezinobulungiswa.
Inkulu imvunge ezinkundleni zokuxhumana emuva kokuchithwa kwecala likaMengameli uCyril Matamela Ramaphosa. Kubalulekile emacaleni awundabamlonyeni afana…...
Bantu bakaBaba, Ezinsukwini ezintathu ngibe nethuba lokukhuluma phambi kweSishayamthetho saKwaZulu-Natal. Lokhu beku ngokokuqala kusuka ngangena…
Emlandweni indawo uNongoma uliHlalankosi likaZulu. Kule ndawo kunomlando omkhulu hhayi kuphela nje wezimpi zasendulo kepha ngisho ezamaqembu epolitiki imbala.
Amaqembu aphikisayo ashaya amakhala ngemali ezosetshenziswa aveza ukuthi kuhle kuqale enye inkohlakalo eqenjini elibusayo ngoba…
INdlaluselwa ithi kuzoba nezinguquko eHhovisi layo nasezinhlakeni zoBukhosi Usuku obelukade lulindiwe lufike lwedlula. INdlaluselwa, ISILO…
Enkulumweni yaSo yokuqala eSishayamthetho saKwaZulu-Natal, ISILO sithe sesifikile isikhathi sokuba aboHlanga bazuze ngefagugu labo. Lokhu…
Emphakathini jikelele, abatshalizimali kuya kosomabhizinisi ugesi yiwona owenza kuqhubeke umsebenzi nempilo engcono.
USomlomo wePhalamende, uNkk uNosiviwe Mapisa-Nqakula, usenqume ukukhipha uSolwazi uRichard Calland esigungwini esizophenya ukuthi bukhona yini…...
Uma iPhalamende liphasisa uMthethosivivinywa Wokuchitshiyelwa Kwezokhetho ngendlela ekuyona njengamanje, kuba sengozini yokuthi isichibiyelo siphikiswe enkantolo.…...
Isikhulu seKhomishana yoKhetho uMnu uSy Mamabolo sithi noma ngabe yisiphi isinqumo sephalamende mayelana noMthethosivivinywa wokugcina…...
Kuleli sonto uqalelile umshikashika njengoba inhlolokhono ibivezelwa umphakathi kulaba abane abagaqele isikhundla soMehluleli Omkhulu okunguMehluleli…...
Abe-ActionSA ngomlomo kaMashaba abakufihlanga ukuthi impela bangabaqoma bonke kepha hhayi uKhongolose.
URamaphosa noZikalala bangahle babhekane nolaka lwamalungu
Ubufakazi bokungahleleki kuyiphoxile lenhlangano njengoba igcine isishwabana ulimi ngesikhathi izama ukuziphungela.
Izinombolo zakamuva zikhomba ukuthi uRamaphosa kenzanga kuyaphi njengoba usazika umkhumbi.
Ukubuyela kweNFP eDumbe kungasho ithuba lokukwazi ukuba nesizinda sokuzibonakalisa njengeqembu elisemandleni njengoba kwenza iDemocratic Alliance ( DA) kuMasipala iKapa
Ukuqonga kwezinkinga ezimayelana nokhetho sekuphoqe ukuthi inhlangano iyokhuleka ukuthi inkantolo ibe ngumalamulela
Leli qembu lisethubeni lokuba landise ukumeleleka koHulumeni Bendawo inqobo nje uma abantu bengagcini ngokubashayela ihlombe kepha bangabavoteli
Kuleli sonto uNgqongqoshe obhekele ezithinta ohulumeni bendawo uDkt uMaDlamini Zuma umemezele usuku lokuthi kuyiwa nini esigcawini nayilapho abavoti beyokwenza khona isinqumo
Usuku lwangoMsombuluko belumqoka kusimiso sedemokhrasi yakuleli. Lolu bekuwusuku lapho inhlangano elisu ukhetho kuleli i–Independent Electoral…...
UKhongolose ubufuna aqokwe njengoSomlomo. Lokhu njengezifiso zawo kwenzekile, umbuzo uthi lona izwe lizozuzani kulokho.