Ingqwele yebhande likazwelonke leJunior Welter, uPrince Dlomo ufunga uyagomela ukuthi uzophinde amthele isibhaxu uXolani Mgidi…...
Incindezi inkulu kakhulu ebhekene noZandile Malinga onguphromotha weStarline Boxing Promotions. UZandile uqhathe izimpi okulindeleke ukuthi…...
UThulani “Sugar Boy” Malinga ongumakadebona kwezamankomane uxwayise uThabiso “The Rock” Mchunu ngaphambi kwempi yakhe enkulu ezokuba kule mpelasonto.
Unephupho lokuziqalela isitebela sakhe sokuqeqesha osomankomane, usomankomane osemncane uMenzi “Mayweather” Hlongwa.
Uyise obuye amqeqeshe uthi sekujwayelekile ukuthi njalo uma uThabiso ezoba nempi enkulu angatholi kwesekwa
UMengameli weKwaZulu-Natal Olympic Style Boxing Organisation uSandile Sibisi, uthi sizowuvala kahle unyaka isifundazwe iKwaZulu-Natal esibhakeleni…...
Uzizwe ekhethekile uBathabile Ziqubu (osesithombeni), njengoba engomunye wezintokazi ezizolwa emqhudelwaneni okuhlonishwa kuwo isigomagoma somzabalazo wezepolitiki…...
Ukuba khona kwabalandeli ngeSonto ubona kuzomlekelela ekutheni alinqobe ibhande usomankomane odabuka esifundazweni iKwaZulu-Natal uSibonelo Nzimande.…...
Usomankomane wakuleli uXolisani “Nomeva” Ndongeni ufuna ukuqhathwa ezimpini zomhlaba manje. Ukusho lokho emveni kokuthi ebhaxabule…...
Ukwanda kwezibalo zabantu balapha eNingizimu Afrika abahaqwe igciwane ukhuvethe, kudale ukuthi uMengameli wezwe uCyril Ramaphosa…...
Ubuholi obusha buzimisele ukuthuthukisa isibhakela ngokuthola abaxhasi abangosomabhizinisi
USaul “Canelo” Alvarez uthi ngeke alibone elidlalayo u-Avni Yildirim uma sebetholene eriningi ngoMgqibelo kusihlwa. Le…...
Angenile izolo kubio-bubble amabhokisa azoba yingxenye yomqhudelwano ohlelwe iStarline Boxing Promotions. Ibio-bubble, okuwuhlelo lokugwema ukutheleleka…...
Ukuhamba kukaMagudulela kuvule isikhala esikhulu emdlalweni wezamankomane okuyothatha isikhathi eside ukusivala Kukhalwa kwaXhosa naKwaZulu. Lawa…...
Asebala izinsuku abuyele emakhaya amabhokisa ayingxenye yomqhudelwano ohlelwe nguphromotha uMnu uThulani “Sir” Magudulela. Laba somankomane…...
Ingcabha isele nakumabhokisa ukuzinakekela ukuze angaphunyukwa ileli thuba osekunesikhathi eside elilangazelele IMeneja Jikelele yezamankomane KwaZulu-Natal,…...
Liphume nobomvu ezinhlakeni zesibhakela uHulumeni wakuleli ezinika igunya lokubuyela eringini. Ezamankomane nazo kazisalanga ngaphandle ngesikhathi…...
Inkakha yase-USA u-Oscar “Golden Boy” De La Hoya isiveze ukuthi ifuna ukukhuza ibuya esibhakeleni. UDe…...
Umqeqeshi kaMoruti “Babyface” Mthalane umpetha we-International Boxing Federation (IBF) Flyweight, uphika eyokwesaba ukubhekana nengqwele yeWorld…...
Kuvamisile ukutuswa kwamaqhinga omqeqeshi uma usomankomane enqobe isicoco. Okuhlalukayo nokho ukuthi umqeqeshi usuke engawenzanga yedwa…...
UGcina Makhoba noSithembiso Maduna bangamathemba eKwaZulu-Natal ukubuyisa isithunzi esenza isifundazwe sahlonishwa ngokukhiqiza ompetha eminyakeni edlule.…...
INingizimu Afrika izobe imelwe uXolisani “Nomeva” Ndongeni emqhudelwaneni oconsisa amathe iWorld Boxing Super Series (WBSS)…...
Useyibambe isikhathi eside engunompempe nejaji esibhakeleni osekwenze kwakhona abambiza ngevulandlela labesifazane abanye bathi ngushampeni kwazise…...
Uma ehleli phansi esihlalweni kulula ukuzibonela ikhehla. Izinwele nentshebe empunga zisidweba zisiqede isithombe sokuthi isiphelile…...