Okhokho bethu baqala nini futhi kuphi ukugqoka izicathulo zemfashini? Asikwazi ukubheka ebufakazini obuphathekayo bezicathulo ukuze…
Impi yaseNdondakusuka ngokuchaza kwembongi yeNgonyama uCetshwayo yabangwa ngabelungu oMantshonga [Captain J Walmsely] benoGqelebana [E F…...
Isizwe sakwaMthethwa saduma kakhulu ngemuva kokuba iNgonyama uSenzangakhona kaJama ifihle khona indlalifa yayo uShaka. Lokhu kufihlwa…...
Unyaka wezi-2020 uqopha iminyaka engamashumi amathathu nesikhombisa ISILO savuselela uMkhosi WoMhlanga namuhla osudume umhlaba wonke…...
Isizwe sakwaGwala eMaphephetheni Abantu baseMaphephetheni, kwaGwala, babeyingxenye yakwaDlamini ngesikhathi kufi kwa eHlathini likaDlamini ePhakwe kuqhanyukwa…...
Umuntu esizwa ngaye uma sikhuluma ngesizwe sakwaMabaso nguye uMabaso. Wayeyindlalifa yasendlunkulu kanti uKhumalo yena wayeyindlalifa…...
ABANTU bakwaNtuli bayizigaba ezintathu, ezimbili zazo zakhe esifundeni saseNkandla. Isigaba sesithathu sisesifundeni sakwaMaphumulo okuyindlu kaGobizembe…...
WATHI entathakusa yangakusasa amaBhunu abe segcwele amaqele egibele amahhashi ehlome ephelele. Nabo abaQulusi babegcwele izinkalo…...
Mngomezulu! Mdluli! Mafu! Malinga! Dlakadla! Zondiwe! Msuduka. Lubelo! Mbikiza, Zombizwe, Ntunja, Khethwayo, Mndeni. Isizwe sakwaMngomezulu…...
Baningi kakhulu empini yabashokobezi eNkandla abathi akulwelwe ukufa nokuphila ukuze kuzokhululeka iNgonyama uDinuzulu. Kwathi iMpi…...
Isizathu sesithathu sokwenza iMpi Yemali Yamakhanda ibhebhezeleke kwaba yimizamo kaHulumeni wamaNgisi aseNatali yokuba kuboshwe iNgonyama…...
UNDLELA kaSompisi noHlathi bavukuza imizwa yeNgonyama uShaka yathi makuphikelelwe lapho babesale khona nayo kwazise yona…...
Nzuza! Nongweni! Mthila, Ndlovu, Ndlovu Mbekelo, MGIDI Nondumo, Sodubo, Nonhlangano, MAHLOBO Mshazi, Msongane ozala uQwabalanda,…...
UDangazele kaSodidi! UMnguni ongafi imikhonto, uCacaca ongukudliwa kwenyama yomphakathi, uNomahlofuhlofu, uMlil’ osh’ izintaba zonke, uGaqa…...
IsiZulu sithi: “ukhamba lufuze imbiza.” Lokho kushiwo uma ingane ifuze uyise noma unina ngezenzo zayo…...
UDlaba-dludlu! Odl’ imhlambi yabantu. Abadliwa uDlaba bayaceba, Waceb’ uJani wakwoMadango. Odl’ ezikaNodumehlezi kaMsoco, uMpunga nkonyeni,…...
INKOSAZANA uMkabayi kaJama wakwaZulu kwabaningi waziwa njengowesifazane owayenganaluzwelo ngezinqumo zakhe. Kodwa okuhlalukayo ngaye ukuthi ukube…...
Indlalifa kaSihayo kaMapholoba nguDubuyana. Wakha umuzi wakhe eduze kwasoThongathi okulapho ithuna lakhe likhona. Kwathi ngemuva…...
Umbuzo wazala uNtshingwayo, uNtshingwayo wazala uKlwana ozala uMuntumuni. Nayo le ndlu ingeyaseGazini UMUNTUMUNI nabalandeli…...
Indawo yasebaQulusini okuyindawo yakwaZulu enhle ukuzedlula zonke ngokwamadlelo emfuyo yaqolwa ngamaBhunu ngemuva kwempi yaseTshaneni eyalwa…...
Phungashe! Mthwal’ uSolwalisa! Mthwal’ usinda amadoda! Wena kaMevana waseMcakwini! Wen’ ongangenqe laseMbizankulu. Nhlamvu kazimshayi! Zishay’…...